isiZuluIsiGreki (SBLGNT)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ngoba umthetho, unesithunzi sezinto ezinhle ezizayo, hhayi umfanekiso uqobo walezo zinto, ngemihlatshelo efanayo abayinikela njalo unyaka nonyaka, awusoze wakwazi ukwenza abasondeleyo baphelele.aEminye imibhalo yesandla ithi: Imihlatshelo abayinikela njalo ayisoze ikwazi ukwenza abasondeleyo baphelele.Σκιὰν γὰρ ἔχων ὁ νόμος τῶν μελλόντων ἀγαθῶν, οὐκ αὐτὴν τὴν εἰκόνα τῶν πραγμάτων, κατʼ ἐνιαυτὸν ταῖς αὐταῖς θυσίαις ἃς προσφέρουσιν εἰς τὸ διηνεκὲς οὐδέποτε ⸀δύναται τοὺς προσερχομένους τελειῶσαι·For the law is only a shadow of the good things to come, not the realities themselves. It can never, by the same sacrifices offered year after year, make perfect those who draw near to worship.2Ngaphandle kwalokho, babengeke yini bayeke ukunikelwa, ngoba abakhonzayo, sebehlanjululwe kwaba kanye, babengeke besaba nonembeza wezono?ἐπεὶ οὐκ ἂν ἐπαύσαντο προσφερόμεναι, διὰ τὸ μηδεμίαν ἔχειν ἔτι συνείδησιν ἁμαρτιῶν τοὺς λατρεύοντας ἅπαξ ⸀κεκαθαρισμένους;If it could, would not the offerings have ceased? For the worshipers would have been cleansed once for all, and would no longer have felt the guilt of their sins.3Kodwa kuleyo mihlatshelo kukhona ukukhunjuzwa kwezono unyaka nonyaka,ἀλλʼ ἐν αὐταῖς ἀνάμνησις ἁμαρτιῶν κατʼ ἐνιαυτόν,Instead, those sacrifices are an annual reminder of sins,4ngoba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimpongo lisuse izono.ἀδύνατον γὰρ αἷμα ταύρων καὶ τράγων ἀφαιρεῖν ἁμαρτίας.because it is impossible for the blood of bulls and goats to take away sins.
5Ngakho lapho engena emhlabeni uthi: “Umhlatshelo nomnikelo awukufunanga, kodwa wangilungisela umzimba;διὸ εἰσερχόμενος εἰς τὸν κόσμον λέγει· Θυσίαν καὶ προσφορὰν οὐκ ἠθέλησας, σῶμα δὲ κατηρτίσω μοι·Therefore, when Christ came into the world, He said: “Sacrifice and offering You did not desire, but a body You prepared for Me.6iminikelo yokushiswa yonke neminikelo yezono awuyijabulelanga.ὁλοκαυτώματα καὶ περὶ ἁμαρτίας οὐκ εὐδόκησας.In burnt offerings and sin offerings You took no delight.7Khona-ke ngathi: ‘Bheka, ngifikile—emqulwini wencwadi kulotshiwe ngami—ukuba ngenze intando yakho, Nkulunkulu.’”τότε εἶπον· Ἰδοὺ ἥκω, ἐν κεφαλίδι βιβλίου γέγραπται περὶ ἐμοῦ, τοῦ ποιῆσαι, ὁ θεός, τὸ θέλημά σου.Then I said, ‘Here I am, it is written about Me in the scroll: I have come to do Your will, O God.’”
8Esho ngenhla ukuthi, “Imihlatshelo neminikelo, neminikelo yokushiswa yonke neminikelo yezono awuyifunanga futhi awuyijabulelanga,” okuyizinto ezinikelwa ngokomthetho,aEminye imibhalo yesandla ithi: Umhlatshelo nomnikelo.ἀνώτερον λέγων ὅτι ⸂Θυσίας καὶ προσφορὰς⸃ καὶ ὁλοκαυτώματα καὶ περὶ ἁμαρτίας οὐκ ἠθέλησας οὐδὲ εὐδόκησας, αἵτινες κατὰ ⸀νόμον προσφέρονται,In the passage above He says, “Sacrifices and offerings, burnt offerings and sin offerings You did not desire, nor did You delight in them” (although they are offered according to the law).9wabe esethi: “Bheka, ngifikile ukuba ngenze intando yakho.” Ususa okokuqala ukuze amise okwesibili.aEminye imibhalo yesandla ithi: Bheka, ngifikile ukuba ngenze intando yakho, Nkulunkulu.τότε εἴρηκεν· Ἰδοὺ ἥκω τοῦ ⸀ποιῆσαι τὸ θέλημά σου· ἀναιρεῖ τὸ πρῶτον ἵνα τὸ δεύτερον στήσῃ.Then He adds, “Here I am, I have come to do Your will.” He takes away the first to establish the second.10Ngaleyo ntando senziwe ngcwele ngokunikelwa komzimba kaJesu Kristu kanye kuphela.ἐν ᾧ θελήματι ἡγιασμένοι ⸀ἐσμὲν διὰ τῆς προσφορᾶς τοῦ σώματος Ἰησοῦ Χριστοῦ ἐφάπαξ.And by that will, we have been sanctified through the sacrifice of the body of Jesus Christ once for all.
11Futhi wonke umpristi umi usuku nosuku ekhonza, enikela kaningi imihlatshelo efanayo, engeke neze ikwazi ukususa izono.Καὶ πᾶς μὲν ἱερεὺς ἕστηκεν καθʼ ἡμέραν λειτουργῶν καὶ τὰς αὐτὰς πολλάκις προσφέρων θυσίας, αἵτινες οὐδέποτε δύνανται περιελεῖν ἁμαρτίας.Day after day every priest stands to minister and to offer again and again the same sacrifices, which can never take away sins.12Kodwa Yena, esenikele ngomhlatshelo owodwa ngenxa yezono, wahlala phakade ngakwesokunene sikaNkulunkulu,⸀οὗτος δὲ μίαν ὑπὲρ ἁμαρτιῶν προσενέγκας θυσίαν εἰς τὸ διηνεκὲς ἐκάθισεν ἐν δεξιᾷ τοῦ θεοῦ,But when this Priest had offered for all time one sacrifice for sins, He sat down at the right hand of God.13kusukela lapho elindele kuze kube yilapho izitha zakhe zibekwa zibe yisenabelo sezinyawo zakhe.τὸ λοιπὸν ἐκδεχόμενος ἕως τεθῶσιν οἱ ἐχθροὶ αὐτοῦ ὑποπόδιον τῶν ποδῶν αὐτοῦ,Since that time, He waits for His enemies to be made a footstool for His feet,14Ngoba ngomnikelo owodwa ubaphelelisile kuze kube phakade labo abenziwa ngcwele.μιᾷ γὰρ προσφορᾷ τετελείωκεν εἰς τὸ διηνεκὲς τοὺς ἁγιαζομένους.because by a single offering He has made perfect for all time those who are being sanctified.
15NoMoya oNgcwele uyafakaza kithi, ngoba ngemva kokuba ethe:aEminye imibhalo yesandla ithi: Ngemva kokuba eseshilo ngaphambili.μαρτυρεῖ δὲ ἡμῖν καὶ τὸ πνεῦμα τὸ ἅγιον, μετὰ γὰρ τὸ ⸀εἰρηκέναι·The Holy Spirit also testifies to us about this. First He says:16“Yilesi isivumelwano engiyosenza nabo ngemva kwalezo zinsuku, kusho iNkosi: Ngiyobeka imithetho yami ezinhliziyweni zabo, futhi ngiyoyiloba engqondweni yabo,”aEminye imibhalo yesandla ithi: Ngiyoyiloba ezingqondweni zabo.Αὕτη ἡ διαθήκη ἣν διαθήσομαι πρὸς αὐτοὺς μετὰ τὰς ἡμέρας ἐκείνας, λέγει κύριος, διδοὺς νόμους μου ἐπὶ καρδίας αὐτῶν, καὶ ἐπὶ ⸂τὴν διάνοιαν⸃ αὐτῶν ἐπιγράψω αὐτούς,“This is the covenant I will make with them after those days, declares the Lord. I will put My laws in their hearts and inscribe them on their minds.”17futhi: “Izono zabo nokungawugcini kwabo umthetho angisoze ngakukhumbula futhi.”⸀καὶ τῶν ἁμαρτιῶν αὐτῶν καὶ τῶν ἀνομιῶν αὐτῶν οὐ μὴ ⸀μνησθήσομαι ἔτι·Then He adds: “Their sins and lawless acts I will remember no more.”18Lapho kukhona ukuthethelelwa kwalezi zinto, akusekho mnikelo wesono.ὅπου δὲ ἄφεσις τούτων, οὐκέτι προσφορὰ περὶ ἁμαρτίας.And where these have been forgiven, an offering for sin is no longer needed.
19Ngakho, bafowethu, njengoba sinesibindi sokungena endaweni engcwele ngegazi likaJesu,Ἔχοντες οὖν, ἀδελφοί, παρρησίαν εἰς τὴν εἴσοδον τῶν ἁγίων ἐν τῷ αἵματι Ἰησοῦ,Therefore, brothers, since we have confidence to enter the Most Holy Place by the blood of Jesus,20ngendlela entsha nephilayo asivulela yona edabula isihenqo, okungukuthi, inyama yakhe,ἣν ἐνεκαίνισεν ἡμῖν ὁδὸν πρόσφατον καὶ ζῶσαν διὰ τοῦ καταπετάσματος, τοῦτʼ ἔστιν τῆς σαρκὸς αὐτοῦ,by the new and living way opened for us through the curtain of His body,21futhi njengoba sinompristi omkhulu ophezu kwendlu kaNkulunkulu,καὶ ἱερέα μέγαν ἐπὶ τὸν οἶκον τοῦ θεοῦ,and since we have a great priest over the house of God,22masisondele ngenhliziyo eqotho, sinokuqiniseka okuphelele kokukholwa, izinhliziyo zethu zifafaziwe ukuze zisuswe kunembeza omubi, nemizimba yethu igezwe ngamanzi ahlanzekile.προσερχώμεθα μετὰ ἀληθινῆς καρδίας ἐν πληροφορίᾳ πίστεως, ῥεραντισμένοι τὰς καρδίας ἀπὸ συνειδήσεως πονηρᾶς καὶ λελουσμένοι τὸ σῶμα ὕδατι καθαρῷ·let us draw near with a sincere heart in full assurance of faith, having our hearts sprinkled to cleanse us from a guilty conscience and our bodies washed with pure water.23Masibambelele singantengantengi ekuvumeni ithemba lethu, ngoba othembisile uthembekile.κατέχωμεν τὴν ὁμολογίαν τῆς ἐλπίδος ἀκλινῆ, πιστὸς γὰρ ὁ ἐπαγγειλάμενος·Let us hold resolutely to the hope we profess, for He who promised is faithful.24Futhi masicabangelane ukuze sivuselelane othandweni nasemisebenzini emihle,καὶ κατανοῶμεν ἀλλήλους εἰς παροξυσμὸν ἀγάπης καὶ καλῶν ἔργων,And let us consider how to spur one another on to love and good deeds.25singakuyeki ukuhlangana kwethu ndawonye, njengomkhuba wabanye, kodwa masikhuthazane, futhi senze kanjalo kakhulu ngokwengeziwe njengoba nilubona usuku lusondela.μὴ ἐγκαταλείποντες τὴν ἐπισυναγωγὴν ἑαυτῶν, καθὼς ἔθος τισίν, ἀλλὰ παρακαλοῦντες, καὶ τοσούτῳ μᾶλλον ὅσῳ βλέπετε ἐγγίζουσαν τὴν ἡμέραν.Let us not neglect meeting together, as some have made a habit, but let us encourage one another, and all the more as you see the Day approaching.
26Ngoba uma siqhubeka sona ngamabomu ngemva kokwamukela ulwazi lweqiniso, akusekho mhlatshelo wezono osele,Ἑκουσίως γὰρ ἁμαρτανόντων ἡμῶν μετὰ τὸ λαβεῖν τὴν ἐπίγνωσιν τῆς ἀληθείας, οὐκέτι περὶ ἁμαρτιῶν ἀπολείπεται θυσία,If we deliberately go on sinning after we have received the knowledge of the truth, no further sacrifice for sins remains,27kodwa kusele ukulindela okwesabekayo kwesahlulelo nokushisekela komlilo osezodla abaphikisayo.φοβερὰ δέ τις ἐκδοχὴ κρίσεως καὶ πυρὸς ζῆλος ἐσθίειν μέλλοντος τοὺς ὑπεναντίους.but only a fearful expectation of judgment and of raging fire that will consume all adversaries.28Noma ubani owenqaba umthetho kaMose ufa ngaphandle kwesihawu ngobufakazi bofakazi ababili noma abathathu.ἀθετήσας τις νόμον Μωϋσέως χωρὶς οἰκτιρμῶν ἐπὶ δυσὶν ἢ τρισὶν μάρτυσιν ἀποθνῄσκει·Anyone who rejected the law of Moses died without mercy on the testimony of two or three witnesses.29Nicabanga ukuthi uyobhekwa njengofanelwe isijeziso esibi kangakanani lowo onyathele iNdodana kaNkulunkulu, wabheka igazi lesivumelwano enziwa ngalo ngcwele njengelingengcwele, futhi wathuka uMoya womusa?πόσῳ δοκεῖτε χείρονος ἀξιωθήσεται τιμωρίας ὁ τὸν υἱὸν τοῦ θεοῦ καταπατήσας, καὶ τὸ αἷμα τῆς διαθήκης κοινὸν ἡγησάμενος ἐν ᾧ ἡγιάσθη, καὶ τὸ πνεῦμα τῆς χάριτος ἐνυβρίσας.How much more severely do you think one deserves to be punished who has trampled on the Son of God, profaned the blood of the covenant that sanctified him, and insulted the Spirit of grace?30Ngoba siyamazi Lowo owathi: “Okwami ukuphindisela; Mina ngiyobuyisela.” Waphinda wathi: “INkosi iyokwahlulela abantu bayo.”aEminye imibhalo yesandla ithi: “Okwami ukuphindisela; Mina ngiyobuyisela,” kusho iNkosi.οἴδαμεν γὰρ τὸν εἰπόντα· Ἐμοὶ ἐκδίκησις, ἐγὼ ⸀ἀνταποδώσω· καὶ πάλιν· ⸂Κρινεῖ κύριος⸃ τὸν λαὸν αὐτοῦ.For we know Him who said, “Vengeance is Mine; I will repay,” and again, “The Lord will judge His people.”31Kuyesabeka ukuwela ezandleni zikaNkulunkulu ophilayo.φοβερὸν τὸ ἐμπεσεῖν εἰς χεῖρας θεοῦ ζῶντος.It is a fearful thing to fall into the hands of the living God.
32Kodwa khumbulani izinsuku zangaphambili, lapho senikhanyiselwe nabekezelela khona umzabalazo omkhulu wezinhlupheko,Ἀναμιμνῄσκεσθε δὲ τὰς πρότερον ἡμέρας, ἐν αἷς φωτισθέντες πολλὴν ἄθλησιν ὑπεμείνατε παθημάτων,Remember the early days that you were in the light. In those days, you endured a great conflict in the face of suffering.33ngakolunye uhlangothi nenziwa umbukwane ngokuthukwa nangosizi, ngakolunye naba ngabahlanganyeli nalabo ababephathwa kanjalo.τοῦτο μὲν ὀνειδισμοῖς τε καὶ θλίψεσιν θεατριζόμενοι, τοῦτο δὲ κοινωνοὶ τῶν οὕτως ἀναστρεφομένων γενηθέντες·Sometimes you were publicly exposed to ridicule and persecution; at other times you were partners with those who were so treated.34Ngoba nabazwela ababoshiwe, futhi nakwamukela ngokujabula ukuphucwa kwezimpahla zenu, nazi ukuthi nina ngokwenu ninempahla engcono nehlala njalo.aEminye imibhalo yesandla ithi: Nazwelana nami ngisemaketangeni.bEminye imibhalo yesandla ithi: Ninempahla engcono emazulwini nehlala njalo.καὶ γὰρ τοῖς ⸀δεσμίοις συνεπαθήσατε, καὶ τὴν ἁρπαγὴν τῶν ὑπαρχόντων ὑμῶν μετὰ χαρᾶς προσεδέξασθε, γινώσκοντες ἔχειν ⸀ἑαυτοὺς κρείττονα ⸀ὕπαρξιν καὶ μένουσαν.You sympathized with those in prison and joyfully accepted the confiscation of your property, knowing that you yourselves had a better and permanent possession.35Ngakho ningasilahli isibindi senu, esinomvuzo omkhulu.μὴ ἀποβάλητε οὖν τὴν παρρησίαν ὑμῶν, ἥτις ἔχει ⸂μεγάλην μισθαποδοσίαν⸃,So do not throw away your confidence; it holds a great reward.36Ngoba nidinga ukubekezela, ukuze ngemva kokwenza intando kaNkulunkulu namukele isithembiso.ὑπομονῆς γὰρ ἔχετε χρείαν ἵνα τὸ θέλημα τοῦ θεοῦ ποιήσαντες κομίσησθε τὴν ἐπαγγελίαν·You need to persevere, so that after you have done the will of God, you will receive what He has promised.
37“Ngoba kusasele isikhathi esincane kakhulu; ozayo uyofika futhi ngeke ephuze.aNgokwezwi nezwi: Okuncane, okungakanani, okungakanani.ἔτι γὰρ μικρὸν ὅσον ὅσον, ὁ ἐρχόμενος ἥξει καὶ οὐ χρονίσει·For, “In just a little while, He who is coming will come and will not delay.38Kodwa olungile wami uyophila ngokukholwa, futhi uma ehlehlela, umphefumulo wami awujabuli ngaye.”aEminye imibhalo yesandla ithi: Kodwa olungile uyophila ngokukholwa.ὁ δὲ δίκαιός ⸀μου ἐκ πίστεως ζήσεται, καὶ ἐὰν ὑποστείληται, οὐκ εὐδοκεῖ ἡ ψυχή μου ἐν αὐτῷ.But My righteous one will live by faith; and if he shrinks back, I will take no pleasure in him.”
39Kodwa thina asibona abokuhlehlela siye ekubhujisweni, kodwa singabokukholwa okuholela ekulondolozweni kokuphila.ἡμεῖς δὲ οὐκ ἐσμὲν ὑποστολῆς εἰς ἀπώλειαν, ἀλλὰ πίστεως εἰς περιποίησιν ψυχῆς.But we are not of those who shrink back and are destroyed, but of those who have faith and preserve their souls.