isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ngemva kwalezi zindaba, inkosi u-Ahashiveroshi yamenza waba mkhulu uHamani indodana kaHamedatha, um-Agagi. Yamphakamisa, yabeka isihlalo sakhe ngaphezu kwazo zonke izikhulu ezazikanye nayo.אַחַ֣ר׀ הַדְּבָרִ֣ים הָאֵ֗לֶּה גִּדַּל֩ הַמֶּ֨לֶךְ אֲחַשְׁוֵר֜וֹשׁ אֶת־הָמָ֧ן בֶּֽן־הַמְּדָ֛תָא הָאֲגָגִ֖י וַֽיְנַשְּׂאֵ֑הוּ וַיָּ֨שֶׂם֙ אֶת־כִּסְא֔וֹ מֵעַ֕ל כָּל־הַשָּׂרִ֖ים אֲשֶׁ֥ר אִתּֽוֹ׃After these events, King Xerxes honored Haman son of Hammedatha, the Agagite, elevating him to a position above all the princes who were with him.2Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zaziguqa, zikhothamele uHamani, ngoba inkosi yayiyale kanjalo ngaye. Kodwa uMordekayi wayengaguqi futhi engakhothami.וְכָל־עַבְדֵ֨י הַמֶּ֜לֶךְ אֲשֶׁר־בְּשַׁ֣עַר הַמֶּ֗לֶךְ כֹּרְעִ֤ים וּמִֽשְׁתַּחֲוִים֙ לְהָמָ֔ן כִּי־כֵ֖ן צִוָּה־ל֣וֹ הַמֶּ֑לֶךְ וּמָ֨רְדֳּכַ֔י לֹ֥א יִכְרַ֖ע וְלֹ֥א יִֽשְׁתַּחֲוֶֽה׃All the royal servants at the king’s gate bowed down and paid homage to Haman, because the king had commanded that this be done for him. But Mordecai would not bow down or pay homage.3Izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zathi kuMordekayi, “Kungani weqa umyalo wenkosi?”וַיֹּ֨אמְר֜וּ עַבְדֵ֥י הַמֶּ֛לֶךְ אֲשֶׁר־בְּשַׁ֥עַר הַמֶּ֖לֶךְ לְמָרְדֳּכָ֑י מַדּ֨וּעַ֙ אַתָּ֣ה עוֹבֵ֔ר אֵ֖ת מִצְוַ֥ת הַמֶּֽלֶךְ׃Then the royal servants at the king’s gate asked Mordecai, “Why do you disobey the command of the king?”4Zakhuluma naye usuku nosuku, kodwa akazilalelanga. Ngakho zabikela uHamani ukuze zibone ukuthi amazwi kaModekhayi ayeyokuma yini, ngoba wayezitshelile ukuthi ungumJuda.וַיְהִ֗י אֵלָיו֙ י֣וֹם וָי֔וֹם וְלֹ֥א שָׁמַ֖ע אֲלֵיהֶ֑ם וַיַּגִּ֣ידוּ לְהָמָ֗ן לִרְאוֹת֙ הֲיַֽעַמְדוּ֙ דִּבְרֵ֣י מָרְדֳּכַ֔י כִּֽי־הִגִּ֥יד לָהֶ֖ם אֲשֶׁר־ה֥וּא יְהוּדִֽי׃Day after day they warned him, but he would not comply. So they reported it to Haman to see whether Mordecai’s behavior would be tolerated, since he had told them he was a Jew.5Lapho uHamani ebona ukuthi uModekhayi akaguqi futhi akakhothami phambi kwakhe, uHamani wagcwala ulaka.וַיַּ֣רְא הָמָ֔ן כִּי־אֵ֣ין מָרְדֳּכַ֔י כֹּרֵ֥עַ וּמִֽשְׁתַּחֲוֶ֖ה ל֑וֹ וַיִּמָּלֵ֥א הָמָ֖ן חֵמָֽה׃When Haman saw that Mordecai would not bow down or pay him homage, he was filled with rage.6Wakubukela phansi ukuhlasela uMordekayi kuphela, ngoba babemazisile ngesizwe sikaMordekayi. Ngakho uHamani wafuna ukubhubhisa wonke amaJuda ayekuwo wonke umbuso ka-Ahashiveroshi, isizwe sikaMordekayi.aNgokwezwi nezwi: Wakubukela phansi ukubeka isandla kuMordekayi kuphela.וַיִּ֣בֶז בְּעֵינָ֗יו לִשְׁלֹ֤ח יָד֙ בְּמָרְדֳּכַ֣י לְבַדּ֔וֹ כִּֽי־הִגִּ֥ידוּ ל֖וֹ אֶת־עַ֣ם מָרְדֳּכָ֑י וַיְבַקֵּ֣שׁ הָמָ֗ן לְהַשְׁמִ֧יד אֶת־כָּל־הַיְּהוּדִ֛ים אֲשֶׁ֛ר בְּכָל־מַלְכ֥וּת אֲחַשְׁוֵר֖וֹשׁ עַ֥ם מָרְדֳּכָֽי׃And when he learned the identity of Mordecai’s people, he scorned the notion of laying hands on Mordecai alone. Instead, he sought to destroy all of Mordecai’s people, the Jews, throughout the kingdom of Xerxes.7Ngenyanga yokuqala, okuyinyanga kaNisani, ngonyaka weshumi nambili wenkosi u-Ahashiveroshi, kwaphonswa iPhuri, okuyinkatho, phambi kukaHamani, kusukela kolunye usuku kuya kolunye nakwenye inyanga kuya kwenye, kwaze kwafika kweyeshumi nambili, okuyinyanga ka-Adari.בַּחֹ֤דֶשׁ הָרִאשׁוֹן֙ הוּא־חֹ֣דֶשׁ נִיסָ֔ן בִּשְׁנַת֙ שְׁתֵּ֣ים עֶשְׂרֵ֔ה לַמֶּ֖לֶךְ אֲחַשְׁוֵר֑וֹשׁ הִפִּ֣יל פּוּר֩ ה֨וּא הַגּוֹרָ֜ל לִפְנֵ֣י הָמָ֗ן מִיּ֧וֹם׀ לְי֛וֹם וּמֵחֹ֛דֶשׁ לְחֹ֥דֶשׁ שְׁנֵים־עָשָׂ֖ר הוּא־חֹ֥דֶשׁ אֲדָֽר׃ סIn the twelfth year of King Xerxes, in the first month, the month of Nisan, the Pur (that is, the lot) was cast before Haman to determine a day and month. And the lot fell on the twelfth month, the month of Adar.
8UHamani wathi enkosini u-Ahashiveroshi, “Kukhona isizwe esisodwa esihlakazekile nesihlukanisiwe phakathi kwezizwe kuzo zonke izifundazwe zombuso wakho. Imithetho yaso ihlukile kweyazo zonke izizwe, futhi asiyenzi imithetho yenkosi. Ngakho akuyifanele inkosi ukusiyeka.וַיֹּ֤אמֶר הָמָן֙ לַמֶּ֣לֶךְ אֲחַשְׁוֵר֔וֹשׁ יֶשְׁנ֣וֹ עַם־אֶחָ֗ד מְפֻזָּ֤ר וּמְפֹרָד֙ בֵּ֣ין הָֽעַמִּ֔ים בְּכֹ֖ל מְדִינ֣וֹת מַלְכוּתֶ֑ךָ וְדָתֵיהֶ֞ם שֹׁנ֣וֹת מִכָּל־עָ֗ם וְאֶת־דָּתֵ֤י הַמֶּ֨לֶךְ֙ אֵינָ֣ם עֹשִׂ֔ים וְלַמֶּ֥לֶךְ אֵין־שֹׁוֶ֖ה לְהַנִּיחָֽם׃Then Haman informed King Xerxes, “There is a certain people scattered and dispersed among the peoples of every province of your kingdom. Their laws are different from everyone else’s, and they do not obey the king’s laws. So it is not in the king’s best interest to tolerate them.9Uma inkosi ikubona kukuhle, makulotshwe ukuba babhujiswe. Mina ngiyokala amathalenta esiliva angu-10 000, ngiwanike abenza umsebenzi ukuze bawalethe ezinqolobaneni zenkosi.”aNgokwezwi nezwi: Uma kukuhle phezu kwenkosi.אִם־עַל־הַמֶּ֣לֶךְ ט֔וֹב יִכָּתֵ֖ב לְאַבְּדָ֑ם וַעֲשֶׂ֨רֶת אֲלָפִ֜ים כִּכַּר־כֶּ֗סֶף אֶשְׁקוֹל֙ עַל־יְדֵי֙ עֹשֵׂ֣י הַמְּלָאכָ֔ה לְהָבִ֖יא אֶל־גִּנְזֵ֥י הַמֶּֽלֶךְ׃If it pleases the king, let a decree be issued to destroy them, and I will deposit ten thousand talents of silver into the royal treasury to pay those who carry it out.”10Inkosi yasusa indandatho yayo esandleni sayo, yayinika uHamani indodana kaHamedatha, um-Agagi, isitha samaJuda.וַיָּ֧סַר הַמֶּ֛לֶךְ אֶת־טַבַּעְתּ֖וֹ מֵעַ֣ל יָד֑וֹ וַֽיִּתְּנָ֗הּ לְהָמָ֧ן בֶּֽן־הַמְּדָ֛תָא הָאֲגָגִ֖י צֹרֵ֥ר הַיְּהוּדִֽים׃So the king removed the signet ring from his finger and gave it to Haman son of Hammedatha, the Agagite, the enemy of the Jews.11Inkosi yathi kuHamani, “Isiliva sinikwe wena, nabantu futhi, ukuba wenze ngabo njengokuhle emehlweni akho.”וַיֹּ֤אמֶר הַמֶּ֨לֶךְ֙ לְהָמָ֔ן הַכֶּ֖סֶף נָת֣וּן לָ֑ךְ וְהָעָ֕ם לַעֲשׂ֥וֹת בּ֖וֹ כַּטּ֥וֹב בְּעֵינֶֽיךָ׃“Keep your money,” said the king to Haman. “These people are given to you to do with them as you please.”12Ababhali benkosi babizwa ngenyanga yokuqala, ngosuku lwayo lweshumi nantathu. Kwabhalwa konke uHamani ayekuyalile kubabusi abakhulu benkosi, kubabusi ababephethe isifundazwe ngasinye, nasezikhulwini zesizwe ngasinye. Isifundazwe ngasinye sabhalelwa ngombhalo waso, nesizwe ngasinye ngolimi lwaso. Kwabhalwa ngegama lenkosi u-Ahashiveroshi, kwase kuvalwa ngendandatho yenkosi.וַיִּקָּרְאוּ֩ סֹפְרֵ֨י הַמֶּ֜לֶךְ בַּחֹ֣דֶשׁ הָרִאשׁ֗וֹן בִּשְׁלוֹשָׁ֨ה עָשָׂ֣ר יוֹם֮ בּוֹ֒ וַיִּכָּתֵ֣ב כְּֽכָל־אֲשֶׁר־צִוָּ֣ה הָמָ֡ן אֶ֣ל אֲחַשְׁדַּרְפְּנֵֽי־הַ֠מֶּלֶךְ וְֽאֶל־הַפַּח֞וֹת אֲשֶׁ֣ר׀ עַל־מְדִינָ֣ה וּמְדִינָ֗ה וְאֶל־שָׂ֤רֵי עַם֙ וָעָ֔ם מְדִינָ֤ה וּמְדִינָה֙ כִּכְתָבָ֔הּ וְעַ֥ם וָעָ֖ם כִּלְשׁוֹנ֑וֹ בְּשֵׁ֨ם הַמֶּ֤לֶךְ אֲחַשְׁוֵרֹשׁ֙ נִכְתָּ֔ב וְנֶחְתָּ֖ם בְּטַבַּ֥עַת הַמֶּֽלֶךְ׃On the thirteenth day of the first month, the royal scribes were summoned and the order was written exactly as Haman commanded the royal satraps, the governors of each province, and the officials of each people, in the script of each province and the language of every people. It was written in the name of King Xerxes and sealed with the royal signet ring.13Izincwadi zathunyelwa ngesandla sezigijimi kuzo zonke izifundazwe zenkosi, ukuba kubhujiswe, kubulawe futhi kuqedwe wonke amaJuda, kusukela komusha kuya komdala, izingane nabesifazane, ngosuku olulodwa, ngosuku lweshumi nantathu lwenyanga yeshumi nambili, okuyinyanga ka-Adari, nokuba impango yabo iphangwe.וְנִשְׁל֨וֹחַ סְפָרִ֜ים בְּיַ֣ד הָרָצִים֮ אֶל־כָּל־מְדִינ֣וֹת הַמֶּלֶךְ֒ לְהַשְׁמִ֡יד לַהֲרֹ֣ג וּלְאַבֵּ֣ד אֶת־כָּל־הַ֠יְּהוּדִים מִנַּ֨עַר וְעַד־זָקֵ֜ן טַ֤ף וְנָשִׁים֙ בְּי֣וֹם אֶחָ֔ד בִּשְׁלוֹשָׁ֥ה עָשָׂ֛ר לְחֹ֥דֶשׁ שְׁנֵים־עָשָׂ֖ר הוּא־חֹ֣דֶשׁ אֲדָ֑ר וּשְׁלָלָ֖ם לָבֽוֹז׃And the letters were sent by couriers to each of the royal provinces with the order to destroy, kill, and annihilate all the Jews—young and old, women and children—and to plunder their possessions on a single day, the thirteenth day of Adar, the twelfth month.14Ikhophi yombhalo yayizonikezwa njengomthetho esifundazweni ngasinye, yembulwe kuzo zonke izizwe, ukuze zilungele lolo suku.פַּתְשֶׁ֣גֶן הַכְּתָ֗ב לְהִנָּ֤תֵֽן דָּת֙ בְּכָל־מְדִינָ֣ה וּמְדִינָ֔ה גָּל֖וּי לְכָל־הָֽעַמִּ֑ים לִהְי֥וֹת עֲתִדִ֖ים לַיּ֥וֹם הַזֶּֽה׃A copy of the text of the edict was to be issued in every province and published to all the people, so that they would be ready on that day.15Izigijimi zaphuma ziphuthunyiswa yizwi lenkosi, futhi umthetho wanikezwa enqabeni yaseShushani. Inkosi noHamani bahlala phansi ukuba baphuze, kodwa idolobha laseShushani lalididekile.הָֽרָצִ֞ים יָצְא֤וּ דְחוּפִים֙ בִּדְבַ֣ר הַמֶּ֔לֶךְ וְהַדָּ֥ת נִתְּנָ֖ה בְּשׁוּשַׁ֣ן הַבִּירָ֑ה וְהַמֶּ֤לֶךְ וְהָמָן֙ יָשְׁב֣וּ לִשְׁתּ֔וֹת וְהָעִ֥יר שׁוּשָׁ֖ן נָבֽוֹכָה׃ פThe couriers left, spurred on by the king’s command, and the edict was issued in the citadel of Susa. Then the king and Haman sat down to drink, but the city of Susa was in confusion.