isiZuluIsiGreki (SBLGNT)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1UPawulu noSiluwano noTimotheyo, ebandleni labaseThesalonikhi elikuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu.Παῦλος καὶ Σιλουανὸς καὶ Τιμόθεος τῇ ἐκκλησίᾳ Θεσσαλονικέων ἐν θεῷ πατρὶ ἡμῶν καὶ κυρίῳ Ἰησοῦ Χριστῷ·Paul, Silvanus, and Timothy, To the church of the Thessalonians in God our Father and the Lord Jesus Christ:2Umusa kini nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba naseNkosini uJesu uKristu.aEminye imibhalo yesandla ithi: kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu uKristu.χάρις ὑμῖν καὶ εἰρήνη ἀπὸ θεοῦ ⸀πατρὸς καὶ κυρίου Ἰησοῦ Χριστοῦ.Grace and peace to you from God our Father and the Lord Jesus Christ.
3Sinesibopho sokubonga uNkulunkulu njalo ngani, bafowethu, njengoba kufanele, ngoba ukukholwa kwenu kukhula ngokwedlulele, nothando lomuntu ngamunye wenu nonke komunye nomunye luyanda,Εὐχαριστεῖν ὀφείλομεν τῷ θεῷ πάντοτε περὶ ὑμῶν, ἀδελφοί, καθὼς ἄξιόν ἐστιν, ὅτι ὑπεραυξάνει ἡ πίστις ὑμῶν καὶ πλεονάζει ἡ ἀγάπη ἑνὸς ἑκάστου πάντων ὑμῶν εἰς ἀλλήλους,We are obligated to thank God for you all the time, brothers, as is fitting, because your faith is growing more and more, and your love for one another is increasing.4kangangokuthi nathi ngokwethu siziqhayisa ngani emabandleni kaNkulunkulu ngenxa yokubekezela nokukholwa kwenu kukho konke ukushushiswa kwenu nezingcindezi enizibekezelelayo,ὥστε ⸂αὐτοὺς ἡμᾶς⸃ ἐν ὑμῖν ⸀ἐγκαυχᾶσθαι ἐν ταῖς ἐκκλησίαις τοῦ θεοῦ ὑπὲρ τῆς ὑπομονῆς ὑμῶν καὶ πίστεως ἐν πᾶσιν τοῖς διωγμοῖς ὑμῶν καὶ ταῖς θλίψεσιν αἷς ἀνέχεσθε,That is why we boast among God’s churches about your perseverance and faith in the face of all the persecution and affliction you are enduring.
5Lokhu kuwubufakazi besahlulelo esilungile sikaNkulunkulu, ukuze nibhekwe njengabawufanele umbuso kaNkulunkulu, enihlupheka ngenxa yawo futhi,ἔνδειγμα τῆς δικαίας κρίσεως τοῦ θεοῦ, εἰς τὸ καταξιωθῆναι ὑμᾶς τῆς βασιλείας τοῦ θεοῦ, ὑπὲρ ἧς καὶ πάσχετε,All this is clear evidence of God’s righteous judgment. And so you will be counted worthy of the kingdom of God, for which you are suffering.6uma ngempela kulungile kuNkulunkulu ukubuyisela usizi kulabo abanihluphayo,εἴπερ δίκαιον παρὰ θεῷ ἀνταποδοῦναι τοῖς θλίβουσιν ὑμᾶς θλῖψινAfter all, it is only right for God to repay with affliction those who afflict you,7futhi aninike nina enicindezelwayo ukukhululeka kanye nathi, ekwembulweni kweNkosi uJesu ivela ezulwini kanye nezingelosi zamandla ayo,καὶ ὑμῖν τοῖς θλιβομένοις ἄνεσιν μεθʼ ἡμῶν ἐν τῇ ἀποκαλύψει τοῦ κυρίου Ἰησοῦ ἀπʼ οὐρανοῦ μετʼ ἀγγέλων δυνάμεως αὐτοῦand to grant relief to you who are oppressed and to us as well. This will take place when the Lord Jesus is revealed from heaven with His mighty angels8elangabini lomlilo, inikeza impindiselo kulabo abangamazi uNkulunkulu nakulabo abangazilaleli izindaba ezinhle zeNkosi yethu uJesu,aEminye imibhalo yesandla ithi: emlilweni welangabi.ἐν ⸂φλογὶ πυρός⸃, διδόντος ἐκδίκησιν τοῖς μὴ εἰδόσι θεὸν καὶ τοῖς μὴ ὑπακούουσιν τῷ εὐαγγελίῳ τοῦ κυρίου ἡμῶν Ἰησοῦ,in blazing fire, inflicting vengeance on those who do not know God and do not obey the gospel of our Lord Jesus.9abayokhokha isijeziso esingukubhujiswa okuphakade, kude nobuso beNkosi nakude nenkazimulo yamandla ayo,aNoma: ukubhujiswa okuphakade okuvela ebusweni beNkosi nasenkazimulweni yamandla ayo.οἵτινες δίκην τίσουσιν ὄλεθρον αἰώνιον ἀπὸ προσώπου τοῦ κυρίου καὶ ἀπὸ τῆς δόξης τῆς ἰσχύος αὐτοῦ,They will suffer the penalty of eternal destruction, separated from the presence of the Lord and the glory of His might,10lapho ifika ukuba ikhazinyuliswe phakathi kwabangcwele bayo futhi ibabazwe phakathi kwabo bonke abakholwayo, ngoba nabukholwa ubufakazi bethu kini, ngalolo suku.ὅταν ἔλθῃ ἐνδοξασθῆναι ἐν τοῖς ἁγίοις αὐτοῦ καὶ θαυμασθῆναι ἐν πᾶσιν τοῖς πιστεύσασιν, ὅτι ἐπιστεύθη τὸ μαρτύριον ἡμῶν ἐφʼ ὑμᾶς, ἐν τῇ ἡμέρᾳ ἐκείνῃ.on the day He comes to be glorified in His saints and regarded with wonder by all who have believed, including you who have believed our testimony.
11Nangenxa yalokhu sithandaza njalo ngani, ukuze uNkulunkulu wethu anibheke njengabalufanele ubizo, agcwalise ngamandla yonke intando yobuhle nomsebenzi wokukholwa,εἰς ὃ καὶ προσευχόμεθα πάντοτε περὶ ὑμῶν, ἵνα ὑμᾶς ἀξιώσῃ τῆς κλήσεως ὁ θεὸς ἡμῶν καὶ πληρώσῃ πᾶσαν εὐδοκίαν ἀγαθωσύνης καὶ ἔργον πίστεως ἐν δυνάμει,To this end, we always pray for you, that our God will count you worthy of His calling, and that He will powerfully fulfill your every good desire and work of faith,12ukuze igama leNkosi yethu uJesu likhazinyuliswe kini, nani nikhazinyuliswe kuye, ngokomusa kaNkulunkulu wethu noweNkosi uJesu Kristu.ὅπως ἐνδοξασθῇ τὸ ὄνομα τοῦ κυρίου ἡμῶν Ἰησοῦ ἐν ὑμῖν, καὶ ὑμεῖς ἐν αὐτῷ, κατὰ τὴν χάριν τοῦ θεοῦ ἡμῶν καὶ κυρίου Ἰησοῦ Χριστοῦ.so that the name of our Lord Jesus will be glorified in you, and you in Him, according to the grace of our God and of the Lord Jesus Christ.