isiZuluIsiGreki (SBLGNT)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1“Bhalela isithunywa sebandla eliseSardi uthi: Yilokhu akushoyo Lowo onemimoya eyisikhombisa kaNkulunkulu nezinkanyezi eziyisikhombisa: Ngiyazazi izenzo zakho; unegama lokuthi uyaphila, kodwa ufile.Καὶ τῷ ἀγγέλῳ τῆς ἐν Σάρδεσιν ἐκκλησίας γράψον· Τάδε λέγει ὁ ἔχων τὰ ἑπτὰ πνεύματα τοῦ θεοῦ καὶ τοὺς ἑπτὰ ἀστέρας· Οἶδά σου τὰ ἔργα, ὅτι ὄνομα ἔχεις ὅτι ζῇς, καὶ νεκρὸς εἶ.“To the angel of the church in Sardis write: These are the words of the One who holds the seven spirits of God and the seven stars. I know your deeds; you have a reputation for being alive, yet you are dead.2Yiba ophapheme, uqinise okusele obekuzokufa, ngoba angitholanga izenzo zakho ziphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami.aEminye imibhalo yesandla ithi: Qinisa okusele, obusuzokulahla.γίνου γρηγορῶν, καὶ στήρισον τὰ λοιπὰ ἃ ⸂ἔμελλον ἀποθανεῖν⸃, οὐ γὰρ εὕρηκά σου ⸀τὰ ἔργα πεπληρωμένα ἐνώπιον τοῦ θεοῦ μου·Wake up and strengthen what remains, which is about to die; for I have found your deeds incomplete in the sight of My God.3Ngakho khumbula ukuthi wakwamukela futhi wakuzwa kanjani, ukulondoloze, uphenduke. Ngakho uma ungaphapheme, ngiyofika njengesela, futhi awusoze wazi ukuthi ngiyofika phezu kwakho ngaliphi ihora.μνημόνευε οὖν πῶς εἴληφας καὶ ἤκουσας καὶ τήρει, καὶ μετανόησον· ἐὰν οὖν μὴ γρηγορήσῃς, ⸀ἥξω ὡς κλέπτης, καὶ οὐ μὴ ⸀γνῷς ποίαν ὥραν ἥξω ἐπὶ σέ·Remember, then, what you have received and heard. Keep it and repent. If you do not wake up, I will come like a thief, and you will not know the hour when I will come upon you.4Nokho unabantu abambalwa eSardi abangazingcolisanga izingubo zabo; bayohamba kanye Nami begqoke izingubo ezimhlophe, ngoba bafanele.aNgokwezwi nezwi: Unamagama ambalwa eSardi.ἀλλὰ ⸂ἔχεις ὀλίγα⸃ ὀνόματα ἐν Σάρδεσιν ἃ οὐκ ἐμόλυναν τὰ ἱμάτια αὐτῶν, καὶ περιπατήσουσιν μετʼ ἐμοῦ ἐν λευκοῖς, ὅτι ἄξιοί εἰσιν.But you do have a few people in Sardis who have not soiled their garments, and because they are worthy, they will walk with Me in white.5Onqobayo uyokwembathiswa kanjalo izingubo ezimhlophe, futhi angisoze ngalesula igama lakhe encwadini yokuphila, kodwa ngiyolivuma igama lakhe phambi kukaBaba wami naphambi kwezingelosi Zakhe.ὁ νικῶν ⸀οὕτως περιβαλεῖται ἐν ἱματίοις λευκοῖς, καὶ οὐ μὴ ἐξαλείψω τὸ ὄνομα αὐτοῦ ἐκ τῆς βίβλου τῆς ζωῆς, καὶ ὁμολογήσω τὸ ὄνομα αὐτοῦ ἐνώπιον τοῦ πατρός μου καὶ ἐνώπιον τῶν ἀγγέλων αὐτοῦ.Like them, he who overcomes will be dressed in white. And I will never blot out his name from the Book of Life, but I will confess his name before My Father and His angels.6Onendlebe makezwe lokho uMoya akusho emabandleni.’ὁ ἔχων οὖς ἀκουσάτω τί τὸ πνεῦμα λέγει ταῖς ἐκκλησίαις.He who has an ear, let him hear what the Spirit says to the churches.
7“Bhalela isithunywa sebandla eliseFiladelfiya uthi: Yilokhu akushoyo Ongcwele, Oqinisileyo, onesihluthulelo sikaDavidi, ovulayo kungabikho muntu ovalayo, novalayo kungabikho muntu ovulayo:aEminye imibhalo yesandla ithi: Esikhundleni samazwi athi ‘novalayo,’ kunamazwi athi ‘lona ngaphandle kwalowo ovulayo.’Καὶ τῷ ἀγγέλῳ τῆς ἐν Φιλαδελφείᾳ ἐκκλησίας γράψον· Τάδε λέγει ὁ ἅγιος, ὁ ἀληθινός, ὁ ἔχων τὴν κλεῖν ⸀Δαυίδ, ὁ ἀνοίγων καὶ οὐδεὶς κλείσει, ⸂καὶ κλείων⸃ καὶ οὐδεὶς ⸀ἀνοίγει·To the angel of the church in Philadelphia write: These are the words of the One who is holy and true, who holds the key of David. What He opens no one can shut, and what He shuts no one can open.8Ngiyazazi izenzo zakho. Bheka, ngibeke phambi kwakho umnyango ovuliwe, okungekho muntu ongawuvala, ngoba unamandla amancane, kodwa walilondoloza izwi lami futhi awuliphikanga igama lami.Οἶδά σου τὰ ἔργα— ἰδοὺ δέδωκα ἐνώπιόν σου θύραν ἠνεῳγμένην, ἣν οὐδεὶς δύναται κλεῖσαι αὐτήν— ὅτι μικρὰν ἔχεις δύναμιν, καὶ ἐτήρησάς μου τὸν λόγον, καὶ οὐκ ἠρνήσω τὸ ὄνομά μου.I know your deeds. Behold, I have placed before you an open door, which no one can shut. I know that you have only a little strength, yet you have kept My word and have not denied My name.9Bheka, ngizokunika abanye abavela emhlanganweni kaSathane, abazibiza ngokuthi bangamaJuda kodwa bengewona, beqamba amanga. Bheka, ngiyokwenza ukuba bafike bakhothame phambi kwezinyawo zakho, futhi bazi ukuthi Mina ngakuthanda.ἰδοὺ ⸀διδῶ ἐκ τῆς συναγωγῆς τοῦ Σατανᾶ, τῶν λεγόντων ἑαυτοὺς Ἰουδαίους εἶναι, καὶ οὐκ εἰσὶν ἀλλὰ ψεύδονται— ἰδοὺ ποιήσω αὐτοὺς ἵνα ⸂ἥξουσιν καὶ προσκυνήσουσιν⸃ ἐνώπιον τῶν ποδῶν σου, καὶ γνῶσιν ὅτι ⸀ἐγὼ ἠγάπησά σε.As for those who belong to the synagogue of Satan, who claim to be Jews but are liars instead, I will make them come and bow down at your feet, and they will know that I love you.10Ngenxa yokuthi walilondoloza izwi lokubekezela kwami, nami ngizokugcina ukude nehora lesivivinyo esizofika phezu komhlaba wonke onabantu, ukuze kuvivinywe abahlala emhlabeni.ὅτι ἐτήρησας τὸν λόγον τῆς ὑπομονῆς μου, κἀγώ σε τηρήσω ἐκ τῆς ὥρας τοῦ πειρασμοῦ τῆς μελλούσης ἔρχεσθαι ἐπὶ τῆς οἰκουμένης ὅλης, πειράσαι τοὺς κατοικοῦντας ἐπὶ τῆς γῆς.Because you have kept My command to persevere, I will also keep you from the hour of testing that is about to come upon the whole world, to test those who dwell on the earth.11Ngiza masinyane. Bambelela ngokuqinile kulokho onakho, ukuze kungabikho muntu othatha umqhele wakho.ἔρχομαι ταχύ· κράτει ὃ ἔχεις, ἵνα μηδεὶς λάβῃ τὸν στέφανόν σου.I am coming soon. Hold fast to what you have, so that no one will take your crown.12Onqobayo ngiyomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi akasoze aphinde aphumele ngaphandle. Ngiyobhala phezu kwakhe igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, eJerusalema elisha, owehla ezulwini evela kuNkulunkulu wami, kanye negama lami elisha.ὁ νικῶν ποιήσω αὐτὸν στῦλον ἐν τῷ ναῷ τοῦ θεοῦ μου, καὶ ἔξω οὐ μὴ ἐξέλθῃ ἔτι, καὶ γράψω ἐπʼ αὐτὸν τὸ ὄνομα τοῦ θεοῦ μου καὶ τὸ ὄνομα τῆς πόλεως τοῦ θεοῦ μου, τῆς καινῆς Ἰερουσαλήμ, ἡ ⸀καταβαίνουσα ἐκ τοῦ οὐρανοῦ ἀπὸ τοῦ θεοῦ μου, καὶ τὸ ὄνομά μου τὸ καινόν.The one who overcomes I will make a pillar in the temple of My God, and he will never again leave it. Upon him I will write the name of My God, and the name of the city of My God (the new Jerusalem that comes down out of heaven from My God), and My new name.13Onendlebe makezwe lokho uMoya akusho emabandleni.’ὁ ἔχων οὖς ἀκουσάτω τί τὸ πνεῦμα λέγει ταῖς ἐκκλησίαις.He who has an ear, let him hear what the Spirit says to the churches.
14Bhalela isithunywa sebandla eliseLawodikheya uthi: “Nakhu okushiwo u-Amen, ufakazi othembekile noweqiniso, isiqalo sendalo kaNkulunkulu:aNoma: umbusi wendalo kaNkulunkulu.Καὶ τῷ ἀγγέλῳ τῆς ἐν Λαοδικείᾳ ἐκκλησίας γράψον· Τάδε λέγει ὁ Ἀμήν, ὁ μάρτυς ὁ πιστὸς ⸀καὶ ἀληθινός, ἡ ἀρχὴ τῆς κτίσεως τοῦ θεοῦ·To the angel of the church in Laodicea write: These are the words of the Amen, the faithful and true Witness, the Originator of God’s creation.15Ngiyazazi izenzo zakho, ukuthi awubandi futhi awushisi. Sengathi ngabe uyabanda noma uyashisa!Οἶδά σου τὰ ἔργα, ὅτι οὔτε ψυχρὸς εἶ οὔτε ζεστός. ὄφελον ψυχρὸς ἦς ἢ ζεστός.I know your deeds; you are neither cold nor hot. How I wish you were one or the other!16Ngakho, ngenxa yokuthi usivivi, awushisi futhi awubandi, ngizokuphalaza, uphume emlonyeni wami.οὕτως, ὅτι χλιαρὸς εἶ καὶ ⸀οὔτε ζεστὸς οὔτε ψυχρός, μέλλω σε ἐμέσαι ἐκ τοῦ στόματός μου.So because you are lukewarm—neither hot nor cold—I am about to vomit you out of My mouth!17Ngoba uthi, “Ngicebile, sengizuze ingcebo futhi angidingi lutho,” kodwa awazi ukuthi nguwe ososizini, ofanelwe ukuhawukelwa, ompofu, oyimpumputhe futhi onqunu.aEminye imibhalo yesandla ithi: Futhi angidingi muntu.ὅτι λέγεις ⸀ὅτι Πλούσιός εἰμι καὶ πεπλούτηκα καὶ ⸀οὐδὲν χρείαν ἔχω, καὶ οὐκ οἶδας ὅτι σὺ εἶ ὁ ταλαίπωρος ⸀καὶ ἐλεεινὸς καὶ πτωχὸς καὶ τυφλὸς καὶ γυμνός,You say, ‘I am rich; I have grown wealthy and need nothing.’ But you do not realize that you are wretched, pitiful, poor, blind, and naked.18Ngikweluleka ukuba uthenge Kimi igolide elicwengwe emlilweni ukuze ucebe, nezingubo ezimhlophe ukuze uzembathe lingabonakali ihlazo lobunqunu bakho, nomuthi wamehlo wokugcoba amehlo akho ukuze ubone.συμβουλεύω σοι ἀγοράσαι ⸂παρʼ ἐμοῦ χρυσίον⸃ πεπυρωμένον ἐκ πυρὸς ἵνα πλουτήσῃς, καὶ ἱμάτια λευκὰ ἵνα περιβάλῃ καὶ μὴ φανερωθῇ ἡ αἰσχύνη τῆς γυμνότητός σου, καὶ κολλούριον ⸀ἐγχρῖσαι τοὺς ὀφθαλμούς σου ἵνα βλέπῃς.I counsel you to buy from Me gold refined by fire so that you may become rich, white garments so that you may be clothed and your shameful nakedness not exposed, and salve to anoint your eyes so that you may see.19Mina, bonke engibathandayo ngiyabasola futhi ngibaqeqeshe. Ngakho shiseka, bese uyaphenduka.ἐγὼ ὅσους ἐὰν φιλῶ ἐλέγχω καὶ παιδεύω· ⸀ζήλευε οὖν καὶ μετανόησον.Those I love I rebuke and discipline. Therefore be earnest and repent.20Bheka, ngimi emnyango futhi ngiyangqongqoza. Uma umuntu ezwa izwi lami avule umnyango, ngizongena kuye, ngidle naye isidlo sakusihlwa, naye adle kanye Nami.ἰδοὺ ἕστηκα ἐπὶ τὴν θύραν καὶ κρούω· ἐάν τις ἀκούσῃ τῆς φωνῆς μου καὶ ἀνοίξῃ τὴν θύραν, ⸀καὶ εἰσελεύσομαι πρὸς αὐτὸν καὶ δειπνήσω μετʼ αὐτοῦ καὶ αὐτὸς μετʼ ἐμοῦ.Behold, I stand at the door and knock. If anyone hears My voice and opens the door, I will come in and dine with him, and he with Me.21Onqobayo ngiyomnika ukuba ahlale kanye Nami esihlalweni sami sobukhosi, njengoba Nami nganqoba ngase ngihlala kanye noBaba wami esihlalweni Sakhe sobukhosi.ὁ νικῶν δώσω αὐτῷ καθίσαι μετʼ ἐμοῦ ἐν τῷ θρόνῳ μου, ὡς κἀγὼ ἐνίκησα καὶ ἐκάθισα μετὰ τοῦ πατρός μου ἐν τῷ θρόνῳ αὐτοῦ.To the one who overcomes, I will grant the right to sit with Me on My throne, just as I overcame and sat down with My Father on His throne.22Onendlebe makezwe lokho uMoya akusho emabandleni.’”ὁ ἔχων οὖς ἀκουσάτω τί τὸ πνεῦμα λέγει ταῖς ἐκκλησίαις.He who has an ear, let him hear what the Spirit says to the churches.”