isiZuluIsiGreki (SBLGNT)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ngakho manje asikho isigwebo sokulahlwa kulabo abakuKristu uJesu.aEminye imibhalo yesandla ithi: abangahambi ngokwenyama kodwa ngokuvumelana noMoya.Οὐδὲν ἄρα νῦν κατάκριμα τοῖς ἐν Χριστῷ ⸀Ἰησοῦ·Therefore, there is now no condemnation for those who are in Christ Jesus.2Ngoba umthetho kaMoya wokuphila kuKristu uJesu wakukhulula emthethweni wesono nowokufa.aEminye imibhalo yesandla ithi: Wangikhulula emthethweni wesono nowokufa.ὁ γὰρ νόμος τοῦ πνεύματος τῆς ζωῆς ἐν Χριστῷ Ἰησοῦ ἠλευθέρωσέν ⸀σε ἀπὸ τοῦ νόμου τῆς ἁμαρτίας καὶ τοῦ θανάτου.For in Christ Jesus the law of the Spirit of life set you free from the law of sin and death.3Ngoba lokho umthetho owawungenamandla ukukwenza, ngenxa yokuba buthakathaka kwawo ngenyama, uNkulunkulu wakwenza ngokuthumela iNdodana yakhe uqobo isesimweni esifana nenyama yesono, nangokuqondene nesono wasilahla isono enyameni,τὸ γὰρ ἀδύνατον τοῦ νόμου, ἐν ᾧ ἠσθένει διὰ τῆς σαρκός, ὁ θεὸς τὸν ἑαυτοῦ υἱὸν πέμψας ἐν ὁμοιώματι σαρκὸς ἁμαρτίας καὶ περὶ ἁμαρτίας κατέκρινε τὴν ἁμαρτίαν ἐν τῇ σαρκί,For what the law was powerless to do in that it was weakened by the flesh, God did by sending His own Son in the likeness of sinful man, as an offering for sin. He thus condemned sin in the flesh,4ukuze isinqumo esilungile somthetho sigcwaliseke kithi, esingahambi ngokwenyama kodwa ngokuvumelana noMoya.ἵνα τὸ δικαίωμα τοῦ νόμου πληρωθῇ ἐν ἡμῖν τοῖς μὴ κατὰ σάρκα περιπατοῦσιν ἀλλὰ κατὰ πνεῦμα·so that the righteous standard of the law might be fulfilled in us, who do not walk according to the flesh but according to the Spirit.
5Ngoba abaphila ngokwenyama bacabanga izinto zenyama, kodwa abaphila ngokuvumelana noMoya bacabanga izinto zikaMoya.οἱ γὰρ κατὰ σάρκα ὄντες τὰ τῆς σαρκὸς φρονοῦσιν, οἱ δὲ κατὰ πνεῦμα τὰ τοῦ πνεύματος.Those who live according to the flesh set their minds on the things of the flesh; but those who live according to the Spirit set their minds on the things of the Spirit.6Ngoba ukucabanga kwenyama kungukufa, kodwa ukucabanga kukaMoya kungukuphila nokuthula;τὸ γὰρ φρόνημα τῆς σαρκὸς θάνατος, τὸ δὲ φρόνημα τοῦ πνεύματος ζωὴ καὶ εἰρήνη·The mind of the flesh is death, but the mind of the Spirit is life and peace,7ngoba ukucabanga kwenyama kuwubutha kuNkulunkulu, ngoba akuzithobi emthethweni kaNkulunkulu, futhi akunakukwazi;διότι τὸ φρόνημα τῆς σαρκὸς ἔχθρα εἰς θεόν, τῷ γὰρ νόμῳ τοῦ θεοῦ οὐχ ὑποτάσσεται, οὐδὲ γὰρ δύναται·because the mind of the flesh is hostile to God: It does not submit to God’s law, nor can it do so.8nalabo abasenyameni abakwazi ukuthokozisa uNkulunkulu.οἱ δὲ ἐν σαρκὶ ὄντες θεῷ ἀρέσαι οὐ δύνανται.Those controlled by the flesh cannot please God.9Kodwa nina anikho enyameni, nikuMoya, uma ngempela uMoya kaNkulunkulu ehlala kini. Uma umuntu engenaye uMoya kaKristu, lowo akasiye okaKristu.Ὑμεῖς δὲ οὐκ ἐστὲ ἐν σαρκὶ ἀλλὰ ἐν πνεύματι, εἴπερ πνεῦμα θεοῦ οἰκεῖ ἐν ὑμῖν. εἰ δέ τις πνεῦμα Χριστοῦ οὐκ ἔχει, οὗτος οὐκ ἔστιν αὐτοῦ.You, however, are controlled not by the flesh, but by the Spirit, if the Spirit of God lives in you. And if anyone does not have the Spirit of Christ, he does not belong to Christ.10Kodwa uma uKristu ekini, umzimba ufile ngenxa yesono, kodwa umoya ungukuphila ngenxa yokulunga.εἰ δὲ Χριστὸς ἐν ὑμῖν, τὸ μὲν σῶμα νεκρὸν διὰ ἁμαρτίαν, τὸ δὲ πνεῦμα ζωὴ διὰ δικαιοσύνην.But if Christ is in you, your body is dead because of sin, yet your spirit is alive because of righteousness.11Uma uMoya waLowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, Lowo owavusa uKristu uJesu kwabafileyo uyophilisa nemizimba yenu efayo ngoMoya wakhe ohlala kini.εἰ δὲ τὸ πνεῦμα τοῦ ἐγείραντος ⸀τὸν Ἰησοῦν ἐκ νεκρῶν οἰκεῖ ἐν ὑμῖν, ὁ ἐγείρας ⸂ἐκ νεκρῶν Χριστὸν Ἰησοῦν⸃ ζῳοποιήσει καὶ τὰ θνητὰ σώματα ὑμῶν διὰ ⸂τὸ ἐνοικοῦν αὐτοῦ πνεῦμα⸃ ἐν ὑμῖν.And if the Spirit of Him who raised Jesus from the dead is living in you, He who raised Christ Jesus from the dead will also give life to your mortal bodies through His Spirit, who lives in you.
12Ngakho-ke, bafowethu, sinesibopho, kodwa hhayi enyameni sokuba siphile ngokwenyama.Ἄρα οὖν, ἀδελφοί, ὀφειλέται ἐσμέν, οὐ τῇ σαρκὶ τοῦ κατὰ σάρκα ζῆν,Therefore, brothers, we have an obligation, but it is not to the flesh, to live according to it.13Ngoba uma niphila ngokwenyama, nizokufa; kodwa uma ngoMoya nibulala izenzo zomzimba, nizophila.εἰ γὰρ κατὰ σάρκα ζῆτε μέλλετε ἀποθνῄσκειν, εἰ δὲ πνεύματι τὰς πράξεις τοῦ σώματος θανατοῦτε, ζήσεσθε.For if you live according to the flesh, you will die; but if by the Spirit you put to death the deeds of the body, you will live.14Ngoba bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu bangamadodana kaNkulunkulu.ὅσοι γὰρ πνεύματι θεοῦ ἄγονται, οὗτοι ⸂υἱοί εἰσιν θεοῦ⸃.For all who are led by the Spirit of God are sons of God.15Ngoba anamukelanga umoya wobugqila ukuze nibuyele ekwesabeni, kodwa namukela uMoya wokwamukelwa njengendodana, esikhala ngaye sithi, “Abba, Baba!”οὐ γὰρ ἐλάβετε πνεῦμα δουλείας πάλιν εἰς φόβον, ἀλλὰ ἐλάβετε πνεῦμα υἱοθεσίας ἐν ᾧ κράζομεν· Αββα ὁ πατήρ·For you did not receive a spirit of slavery that returns you to fear, but you received the Spirit of adoption to sonship, by whom we cry, “Abba! Father!”16UMoya uqobo ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.αὐτὸ τὸ πνεῦμα συμμαρτυρεῖ τῷ πνεύματι ἡμῶν ὅτι ἐσμὲν τέκνα θεοῦ.The Spirit Himself testifies with our spirit that we are God’s children.17Uma-ke singabantwana, siyizindlalifa futhi: izindlalifa zikaNkulunkulu nezindlalifa kanye noKristu, uma ngempela sihlupheka kanye naye ukuze futhi sikhazinyuliswe kanye naye.εἰ δὲ τέκνα, καὶ κληρονόμοι· κληρονόμοι μὲν θεοῦ, συγκληρονόμοι δὲ Χριστοῦ, εἴπερ συμπάσχομεν ἵνα καὶ συνδοξασθῶμεν.And if we are children, then we are heirs: heirs of God and co-heirs with Christ—if indeed we suffer with Him, so that we may also be glorified with Him.
18Ngoba ngibona ukuthi izinhlupheko zesikhathi samanje azifanele ukuqhathaniswa nenkazimulo ezokwembulwa kithi.Λογίζομαι γὰρ ὅτι οὐκ ἄξια τὰ παθήματα τοῦ νῦν καιροῦ πρὸς τὴν μέλλουσαν δόξαν ἀποκαλυφθῆναι εἰς ἡμᾶς.I consider that our present sufferings are not comparable to the glory that will be revealed in us.19Ngoba ukulindela okulangazelelayo kwendalo kulindele ukwembulwa kwamadodana kaNkulunkulu.ἡ γὰρ ἀποκαραδοκία τῆς κτίσεως τὴν ἀποκάλυψιν τῶν υἱῶν τοῦ θεοῦ ἀπεκδέχεται·The creation waits in eager expectation for the revelation of the sons of God.20Ngoba indalo yabekwa ngaphansi kobuze, kungengokuzithandela kwayo, kodwa ngenxa yalowo owayibeka ngaphansi, ethembeniτῇ γὰρ ματαιότητι ἡ κτίσις ὑπετάγη, οὐχ ἑκοῦσα ἀλλὰ διὰ τὸν ὑποτάξαντα, ⸀ἐφʼ ἑλπίδιFor the creation was subjected to futility, not by its own will, but because of the One who subjected it, in hope21lokuthi nayo indalo ngokwayo iyokhululwa ebugqileni bokubola, iye enkululekweni yenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu.ὅτι καὶ αὐτὴ ἡ κτίσις ἐλευθερωθήσεται ἀπὸ τῆς δουλείας τῆς φθορᾶς εἰς τὴν ἐλευθερίαν τῆς δόξης τῶν τέκνων τοῦ θεοῦ.that the creation itself will be set free from its bondage to decay and brought into the glorious freedom of the children of God.22Ngoba siyazi ukuthi yonke indalo ibubula ndawonye futhi isemihelo ndawonye kuze kube manje.οἴδαμεν γὰρ ὅτι πᾶσα ἡ κτίσις συστενάζει καὶ συνωδίνει ἄχρι τοῦ νῦν·We know that the whole creation has been groaning together in the pains of childbirth until the present time.23Akuyona yona kuphela, kodwa nathi uqobo esinolibo lukaMoya siyabubula ngaphakathi kithi, silindele ukwamukelwa njengendodana, ukukhululwa kwemizimba yethu ngokukhokhelwa.οὐ μόνον δέ, ἀλλὰ ⸂καὶ αὐτοὶ⸃ τὴν ἀπαρχὴν τοῦ πνεύματος ἔχοντες ⸂ἡμεῖς καὶ⸃ αὐτοὶ ἐν ἑαυτοῖς στενάζομεν, υἱοθεσίαν ἀπεκδεχόμενοι τὴν ἀπολύτρωσιν τοῦ σώματος ἡμῶν.Not only that, but we ourselves, who have the firstfruits of the Spirit, groan inwardly as we wait eagerly for our adoption as sons, the redemption of our bodies.24Ngoba sasindiswa ethembeni. Kodwa ithemba elibonwayo alilona ithemba; ngoba ubani othemba lokho akubonayo?aEminye imibhalo yesandla ithi: ngoba lokho umuntu akubonayo, usakuthembelani futhi?τῇ γὰρ ἐλπίδι ἐσώθημεν· ἐλπὶς δὲ βλεπομένη οὐκ ἔστιν ἐλπίς, ὃ γὰρ βλέπει ⸀τίς ἐλπίζει;For in this hope we were saved; but hope that is seen is no hope at all. Who hopes for what he can already see?25Kodwa uma sithemba lokho esingakuboni, sikulindela ngokubekezela.εἰ δὲ ὃ οὐ βλέπομεν ἐλπίζομεν, διʼ ὑπομονῆς ἀπεκδεχόμεθα.But if we hope for what we do not yet see, we wait for it patiently.
26Ngokunjalo noMoya usisiza ebuthakathakeni bethu; ngoba asazi ukuthi kufanele sithandazeleni, kodwa uMoya uqobo usinxusela ngokububula okungenakushiwo ngamazwi.aEminye imibhalo yesandla ithi: UMoya usisiza ebuthakathakeni bethu obuhlukahlukene.bEminye imibhalo yesandla ithi: UMoya uqobo usinxusela thina ngokububula okungenakushiwo ngamazwi.Ὡσαύτως δὲ καὶ τὸ πνεῦμα συναντιλαμβάνεται ⸂τῇ ἀσθενείᾳ⸃ ἡμῶν· τὸ γὰρ τί ⸀προσευξώμεθα καθὸ δεῖ οὐκ οἴδαμεν, ἀλλὰ αὐτὸ τὸ πνεῦμα ⸀ὑπερεντυγχάνει στεναγμοῖς ἀλαλήτοις,In the same way, the Spirit helps us in our weakness. For we do not know how we ought to pray, but the Spirit Himself intercedes for us with groans too deep for words.27Kodwa Lowo ohlola izinhliziyo uyazi ukuthi kuyini ukucabanga kukaMoya, ngoba uncengela abangcwele ngokuvumelana noNkulunkulu.ὁ δὲ ἐραυνῶν τὰς καρδίας οἶδεν τί τὸ φρόνημα τοῦ πνεύματος, ὅτι κατὰ θεὸν ἐντυγχάνει ὑπὲρ ἁγίων.And He who searches our hearts knows the mind of the Spirit, because the Spirit intercedes for the saints according to the will of God.28Siyazi-ke ukuthi zonke izinto zisebenzisana kube kuhle kulabo abathanda uNkulunkulu, abayibo ababiziwe ngokwenjongo.aEminye imibhalo yesandla ithi: UNkulunkulu wenza zonke izinto zisebenzisane kube kuhle kulabo abamthandayo.Οἴδαμεν δὲ ὅτι τοῖς ἀγαπῶσι τὸν θεὸν πάντα ⸀συνεργεῖ εἰς ἀγαθόν, τοῖς κατὰ πρόθεσιν κλητοῖς οὖσιν.And we know that God works all things together for the good of those who love Him, who are called according to His purpose.29Ngoba labo ayebazi ngaphambili, wabamisela ngaphambili ukuba babe nesimo esifana nomfanekiso weNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo phakathi kwabafowabo abaningi.ὅτι οὓς προέγνω, καὶ προώρισεν συμμόρφους τῆς εἰκόνος τοῦ υἱοῦ αὐτοῦ, εἰς τὸ εἶναι αὐτὸν πρωτότοκον ἐν πολλοῖς ἀδελφοῖς·For those God foreknew, He also predestined to be conformed to the image of His Son, so that He would be the firstborn among many brothers.30Nalabo abamisela ngaphambili, wababiza futhi; nalabo ababiza, wabamemezela njengabalungile futhi; nalabo abamemezela njengabalungile, wabakhazimulisa futhi.οὓς δὲ προώρισεν, τούτους καὶ ἐκάλεσεν· καὶ οὓς ἐκάλεσεν, τούτους καὶ ἐδικαίωσεν· οὓς δὲ ἐδικαίωσεν, τούτους καὶ ἐδόξασεν.And those He predestined, He also called; those He called, He also justified; those He justified, He also glorified.
31Ngakho-ke sizothini ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ngubani omelene nathi?Τί οὖν ἐροῦμεν πρὸς ταῦτα; εἰ ὁ θεὸς ὑπὲρ ἡμῶν, τίς καθʼ ἡμῶν;What then shall we say in response to these things? If God is for us, who can be against us?32Yena ongayigodlanga iNdodana yakhe uqobo, kodwa wayinikela ngenxa yethu sonke, angeke yini futhi kanye nayo asinike ngomusa zonke izinto?ὅς γε τοῦ ἰδίου υἱοῦ οὐκ ἐφείσατο, ἀλλὰ ὑπὲρ ἡμῶν πάντων παρέδωκεν αὐτόν, πῶς οὐχὶ καὶ σὺν αὐτῷ τὰ πάντα ἡμῖν χαρίσεται;He who did not spare His own Son but gave Him up for us all, how will He not also, along with Him, freely give us all things?33Ngubani oyomangalela abakhethiweyo bakaNkulunkulu? NguNkulunkulu obamemezela njengabalungile.τίς ἐγκαλέσει κατὰ ἐκλεκτῶν θεοῦ; θεὸς ὁ δικαιῶν·Who will bring any charge against God’s elect? It is God who justifies.34Ngubani olahlayo? NguKristu owafa, kodwa okukhulu nakakhulu, owavuswa, futhi ongakwesokunene sikaNkulunkulu, naye osincengelayo.aEminye imibhalo yesandla ithi: nguKristu uJesu owafa, kodwa okukhulu nakakhulu, owavuswa kwabafileyo.τίς ὁ ⸀κατακρινῶν; ⸀Χριστὸς ὁ ἀποθανών, μᾶλλον ⸀δὲ ⸀ἐγερθείς, ὅς ⸀καί ἐστιν ἐν δεξιᾷ τοῦ θεοῦ, ὃς καὶ ἐντυγχάνει ὑπὲρ ἡμῶν·Who is there to condemn us? For Christ Jesus, who died, and more than that was raised to life, is at the right hand of God—and He is interceding for us.35Ngubani oyosihlukanisa nothando lukaKristu? Ngabe usizi, noma ukucindezeleka, noma ukushushiswa, noma indlala, noma ubunqunu, noma ingozi, noma inkemba?τίς ἡμᾶς χωρίσει ἀπὸ τῆς ἀγάπης τοῦ Χριστοῦ; θλῖψις ἢ στενοχωρία ἢ διωγμὸς ἢ λιμὸς ἢ γυμνότης ἢ κίνδυνος ἢ μάχαιρα;Who shall separate us from the love of Christ? Shall trouble or distress or persecution or famine or nakedness or danger or sword?36\q1 Njengoba kulotshiwe ukuthi,
\q1 “Ngenxa Yakho sibulawa usuku lonke;
\q2 sabalwa njengezimvu zokuhlatshwa.”καθὼς γέγραπται ὅτι Ἕνεκεν σοῦ θανατούμεθα ὅλην τὴν ἡμέραν, ἐλογίσθημεν ὡς πρόβατα σφαγῆς.As it is written: “For Your sake we face death all day long; we are considered as sheep to be slaughtered.”37Kodwa kuzo zonke lezi zinto sinqoba ngokuphelele ngaLowo owasithanda.ἀλλʼ ἐν τούτοις πᾶσιν ὑπερνικῶμεν διὰ τοῦ ἀγαπήσαντος ἡμᾶς.No, in all these things we are more than conquerors through Him who loved us.38Ngoba ngiqinisekile ukuthi nakufa, nakuphila, nazingelosi, nababusi, nazinto ezikhona, nazinto ezizayo, namandla,πέπεισμαι γὰρ ὅτι οὔτε θάνατος οὔτε ζωὴ οὔτε ἄγγελοι οὔτε ἀρχαὶ οὔτε ⸂ἐνεστῶτα οὔτε μέλλοντα οὔτε δυνάμεις⸃For I am convinced that neither death nor life, neither angels nor principalities, neither the present nor the future, nor any powers,39nakuphakama, nakujula, nanoma iyiphi enye indalo, ngeke kukwazi ukusihlukanisa nothando lukaNkulunkulu olukuKristu uJesu, iNkosi yethu.οὔτε ὕψωμα οὔτε βάθος οὔτε τις κτίσις ἑτέρα δυνήσεται ἡμᾶς χωρίσαι ἀπὸ τῆς ἀγάπης τοῦ θεοῦ τῆς ἐν Χριστῷ Ἰησοῦ τῷ κυρίῳ ἡμῶν.neither height nor depth, nor anything else in all creation, will be able to separate us from the love of God that is in Christ Jesus our Lord.