isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1\q1 Balekelani ekuphepheni, nzalo kaBhenjamini, niphume phakathi kweJerusalema!
\q2 EThekhowa shayani icilongo,
\q1 naseBhethi-Hakheremi phakamisani isibonakaliso,
\q2 ngoba inhlekelele ibheke ivela enyakatho,
\q1 kanye nokubhujiswa okukhulu.הָעִ֣זוּ׀ בְּנֵ֣י בִניָמִ֗ן מִקֶּ֨רֶב֙ יְר֣וּשָׁלִַ֔ם וּבִתְק֨וֹעַ֙ תִּקְע֣וּ שׁוֹפָ֔ר וְעַל־בֵּ֥ית הַכֶּ֖רֶם שְׂא֣וּ מַשְׂאֵ֑ת כִּ֥י רָעָ֛ה נִשְׁקְפָ֥ה מִצָּפ֖וֹן וְשֶׁ֥בֶר גָּדֽוֹל׃“Run for cover, O sons of Benjamin; flee from Jerusalem! Sound the ram’s horn in Tekoa; send up a signal over Beth-haccherem, for disaster looms from the north, even great destruction.2Ngiyibhubhisile indodakazi yaseSiyoni, enhle nethambile.aNoma: Ngiyifanise indodakazi yaseSiyoni nowesifazane omuhle nototoswayo.הַנָּוָה֙ וְהַמְּעֻנָּגָ֔ה דָּמִ֖יתִי בַּת־צִיּֽוֹן׃Though she is beautiful and delicate, I will destroy the Daughter of Zion.3\q1 Abelusi nemihlambi yabo bayokuza kulo;
\q2 bayogxumeka amatende abo nxazonke zalo,
\q1 ngamunye adlise engxenyeni yakhe.aNgokwezwi nezwi: ngamunye adlise isandla sakhe.אֵלֶ֛יהָ יָבֹ֥אוּ רֹעִ֖ים וְעֶדְרֵיהֶ֑ם תָּקְע֨וּ עָלֶ֤יהָ אֹהָלִים֙ סָבִ֔יב רָע֖וּ אִ֥ישׁ אֶת־יָדֽוֹ׃Shepherds and their flocks will come against her; they will pitch their tents all around her, each tending his own portion:4\q1 “Ngcwelisani impi ngokumelana nalo!
\q2 Sukumani, masikhuphuke emini bebade!
\q1 Maye kithi, ngoba usuku seluyashona,
\q2 nezithunzi zakusihlwa ziyeluleka.קַדְּשׁ֤וּ עָלֶ֨יהָ֙ מִלְחָמָ֔ה ק֖וּמוּ וְנַעֲלֶ֣ה בַֽצָּהֳרָ֑יִם א֥וֹי לָ֨נוּ֙ כִּי־פָנָ֣ה הַיּ֔וֹם כִּ֥י יִנָּט֖וּ צִלְלֵי־עָֽרֶב׃‘Prepare for battle against her; rise up, let us attack at noon. Woe to us, for the daylight is fading; the evening shadows grow long.5\q1 Sukumani, masikhuphuke ebusuku,
\q2 sichithe izigodlo zalo!”ק֚וּמוּ וְנַעֲלֶ֣ה בַלָּ֔יְלָה וְנַשְׁחִ֖יתָה אַרְמְנוֹתֶֽיהָ׃ סRise up, let us attack by night and destroy her fortresses!’”
6\q1 Ngoba usho kanje u-\nd iNKOSI\nd* wamabutho:
\q2 “Gawulani imithi,
\q1 nakhe indunduma yokuvimbezela iJerusalema.
\q2 Leli yidolobha okumelwe lijeziswe;
\q1 lonke ligcwele ukucindezela phakathi kwalo.כִּ֣י כֹ֤ה אָמַר֙ יְהוָ֣ה צְבָא֔וֹת כִּרְת֣וּ עֵצָ֔ה וְשִׁפְכ֥וּ עַל־יְרוּשָׁלִַ֖ם סֹלְלָ֑ה הִ֚יא הָעִ֣יר הָפְקַ֔ד כֻּלָּ֖הּ עֹ֥שֶׁק בְּקִרְבָּֽהּ׃For this is what the LORD of Hosts says: “Cut down the trees and raise a siege ramp against Jerusalem. This city must be punished; there is nothing but oppression in her midst.7Njengomthombo ogcina amanzi awo epholile, kanjalo ugcina ububi bawo busha. Udlame nokuphanga kuzwakala kuwo; ukugula namanxeba kuhlala kuphambi kwami.כְּהָקִ֥יר מֵימֶ֔יהָ כֵּ֖ן הֵקֵ֣רָה רָעָתָ֑הּ חָמָ֣ס וָ֠שֹׁד יִשָּׁ֨מַע בָּ֧הּ עַל־פָּנַ֛י תָּמִ֖יד חֳלִ֥י וּמַכָּֽה׃As a well gushes its water, so she pours out her evil. Violence and destruction resound in her; sickness and wounds are ever before Me.8Yamukela ukuqondiswa, Jerusalema, funa umphefumulo wami wehlukane nawe, funa ngikwenze incithakalo, izwe elingahlalwa muntu.”הִוָּסְרִי֙ יְר֣וּשָׁלִַ֔ם פֶּן־תֵּקַ֥ע נַפְשִׁ֖י מִמֵּ֑ךְ פֶּן־אֲשִׂימֵ֣ךְ שְׁמָמָ֔ה אֶ֖רֶץ ל֥וֹא נוֹשָֽׁבָה׃ פBe forewarned, O Jerusalem, or I will turn away from you; I will make you a desolation, a land without inhabitant.”
9Usho kanje u\nd iNKOSI\nd* wamabutho: “Bazoyikhothoza ngokuphelele insali ka-Israyeli njengomvini. Buyisela isandla sakho emagatsheni njengomvuni wamagilebhisi.”כֹּ֤ה אָמַר֙ יְהֹוָ֣ה צְבָא֔וֹת עוֹלֵ֛ל יְעוֹלְל֥וּ כַגֶּ֖פֶן שְׁאֵרִ֣ית יִשְׂרָאֵ֑ל הָשֵׁב֙ יָדְךָ֔ כְּבוֹצֵ֖ר עַל־סַלְסִלּֽוֹת׃This is what the LORD of Hosts says: “Glean the remnant of Israel as thoroughly as a vine. Pass your hand once more like a grape gatherer over the branches.”10\q1 Ngizokhuluma nobani, ngixwayise bani, ukuze bezwe?
\q2 Bheka, indlebe yabo ayisokile,
\q1 futhi abakwazi ukulalela.
\q2 Bheka, izwi lika-\nd iNKOSI\nd* seliyihlazo kubo;
\q1 abalijabuleli.עַל־מִ֨י אֲדַבְּרָ֤ה וְאָעִ֨ידָה֙ וְיִשְׁמָ֔עוּ הִנֵּה֙ עֲרֵלָ֣ה אָזְנָ֔ם וְלֹ֥א יוּכְל֖וּ לְהַקְשִׁ֑יב הִנֵּ֣ה דְבַר־יְהוָ֗ה הָיָ֥ה לָהֶ֛ם לְחֶרְפָּ֖ה לֹ֥א יַחְפְּצוּ־בֽוֹ׃To whom can I give this warning? Who will listen to me? Look, their ears are closed, so they cannot hear. See, the word of the LORD has become offensive to them; they find no pleasure in it.11Ngigcwele ulaka luka\nd iNKOSI\nd*; sengikhathele ukulubamba. “Luthele phezu komntwana osemgwaqweni naphezu kweqembu lezinsizwa ndawonye, ngoba indoda kanye nowesifazane bayobanjwa, nomdala kanye nosekhulile ngeminyaka.וְאֵת֩ חֲמַ֨ת יְהוָ֤ה׀ מָלֵ֨אתִי֙ נִלְאֵ֣יתִי הָכִ֔יל שְׁפֹ֤ךְ עַל־עוֹלָל֙ בַּח֔וּץ וְעַ֛ל ס֥וֹד בַּחוּרִ֖ים יַחְדָּ֑ו כִּֽי־גַם־אִ֤ישׁ עִם־אִשָּׁה֙ יִלָּכֵ֔דוּ זָקֵ֖ן עִם־מְלֵ֥א יָמִֽים׃But I am full of the LORD’s wrath; I am tired of holding it back. “Pour it out on the children in the street, and on the young men gathered together. For both husband and wife will be captured, the old and the very old alike.12Izindlu zabo ziyodluliselwa kwabanye, kanye namasimu nabesifazane. Ngoba ngiyokwelulela isandla sami phezu kwabakhileyo ezweni,” isimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*.וְנָסַ֤בּוּ בָֽתֵּיהֶם֙ לַאֲחֵרִ֔ים שָׂד֥וֹת וְנָשִׁ֖ים יַחְדָּ֑ו כִּֽי־אַטֶּ֧ה אֶת־יָדִ֛י עַל־יֹשְׁבֵ֥י הָאָ֖רֶץ נְאֻם־יְהוָֽה׃Their houses will be turned over to others, their fields and wives as well, for I will stretch out My hand against the inhabitants of the land,” declares the LORD.13\q1 “Ngoba kusukela komncane wabo kuze kufike komkhulu wabo,
\q2 wonke umuntu uzuza inzuzo ngokungafanele;
\q1 kusukela kumprofethi kuze kufike kumpristi,
\q2 wonke umuntu wenza inkohliso.כִּ֤י מִקְּטַנָּם֙ וְעַד־גְּדוֹלָ֔ם כֻּלּ֖וֹ בּוֹצֵ֣עַ בָּ֑צַע וּמִנָּבִיא֙ וְעַד־כֹּהֵ֔ן כֻּלּ֖וֹ עֹ֥שֶׂה שָּֽׁקֶר׃“For from the least of them to the greatest, all are greedy for gain; from prophet to priest, all practice deceit.14Bapholisa ukuphuka kwabantu bami kalula, bethi, “Ukuthula, ukuthula,” nakuba kungekho ukuthula.וַֽיְרַפְּא֞וּ אֶת־שֶׁ֤בֶר עַמִּי֙ עַל־נְקַלָּ֔ה לֵאמֹ֖ר שָׁל֣וֹם׀ שָׁל֑וֹם וְאֵ֖ין שָׁלֽוֹם׃They dress the wound of My people with very little care, saying, ‘Peace, peace,’ when there is no peace at all.15Benza ihlazo ngoba benza isinengiso. Nokho abanamahloni nakancane, futhi abakwazi nokuphoxeka. Ngakho bayokuwa phakathi kwabawayo; ngesikhathi ngibajezisa bayokhubeka,” kusho u\nd iNKOSI\nd*.הֹבִ֕ישׁוּ כִּ֥י תוֹעֵבָ֖ה עָשׂ֑וּ גַּם־בּ֣וֹשׁ לֹֽא־יֵב֗וֹשׁוּ גַּם־הַכְלִים֙ לֹ֣א יָדָ֔עוּ לָכֵ֞ן יִפְּל֧וּ בַנֹּפְלִ֛ים בְּעֵת־פְּקַדְתִּ֥ים יִכָּשְׁל֖וּ אָמַ֥ר יְהוָֽה׃ סAre they ashamed of the abomination they have committed? No, they have no shame at all; they do not even know how to blush. So they will fall among the fallen; when I punish them, they will collapse,” says the LORD.
16\q1 Usho kanje u-\nd iNKOSI\nd*:
\q2 “Yimani ezindleleni nibheke;
\q1 nibuze ngezindlela zakudala:
\q2 ‘Ikuphi indlela enhle?’
\q1 Hambani ngayo,
\q2 nizitholele ukuphumula.”
\q1 Kodwa bathi, “Ngeke sihambe ngayo.”כֹּ֣ה אָמַ֣ר יְהוָ֡ה עִמְדוּ֩ עַל־דְּרָכִ֨ים וּרְא֜וּ וְשַׁאֲל֣וּ׀ לִנְתִב֣וֹת עוֹלָ֗ם אֵי־זֶ֨ה דֶ֤רֶךְ הַטּוֹב֙ וּלְכוּ־בָ֔הּ וּמִצְא֥וּ מַרְגּ֖וֹעַ לְנַפְשְׁכֶ֑ם וַיֹּאמְר֖וּ לֹ֥א נֵלֵֽךְ׃This is what the LORD says: “Stand at the crossroads and look. Ask for the ancient paths: ‘Where is the good way?’ Then walk in it, and you will find rest for your souls. But they said, ‘We will not walk in it!’17\q1 “Ngamisa abalindi phezu kwenu, ngathi,
\q2 ‘Lalelani umsindo wecilongo!’
\q1 Kodwa bathi,
\q2 ‘Ngeke silalele.’וַהֲקִמֹתִ֤י עֲלֵיכֶם֙ צֹפִ֔ים הַקְשִׁ֖יבוּ לְק֣וֹל שׁוֹפָ֑ר וַיֹּאמְר֖וּ לֹ֥א נַקְשִֽׁיב׃I appointed watchmen over you and said, ‘Listen for the sound of the ram’s horn.’ But they answered, ‘We will not listen!’18\q1 Ngakho-ke yizwani, nina zizwe;
\q2 nawe bandla, qaphela lokho okuphakathi kwabo.לָכֵ֖ן שִׁמְע֣וּ הַגּוֹיִ֑ם וּדְעִ֥י עֵדָ֖ה אֶת־אֲשֶׁר־בָּֽם׃Therefore hear, O nations, and learn, O congregations, what will happen to them.19Yizwa, mhlaba! Bheka, mina ngiletha inhlekelele phezu kwalaba bantu, isithelo semicabango yabo, ngoba abawalalelanga amazwi ami, nemfundiso yami bayalile.שִׁמְעִ֣י הָאָ֔רֶץ הִנֵּ֨ה אָנֹכִ֜י מֵבִ֥יא רָעָ֛ה אֶל־הָעָ֥ם הַזֶּ֖ה פְּרִ֣י מַחְשְׁבוֹתָ֑ם כִּ֤י עַל־דְּבָרַי֙ לֹ֣א הִקְשִׁ֔יבוּ וְתוֹרָתִ֖י וַיִּמְאֲסוּ־בָֽהּ׃Hear, O earth! I am bringing disaster on this people, the fruit of their own schemes, because they have paid no attention to My word and have rejected My instruction.20\q1 Impepho evela eShebha izeleni Kimi,
\q2 nomhlanga omuhle ovela ezweni elikude?
\q1 Iminikelo yenu eshiswa yonke ayamukeleki,
\q2 nemihlatshelo yenu ayingijabulisi.לָמָּה־זֶּ֨ה לִ֤י לְבוֹנָה֙ מִשְּׁבָ֣א תָב֔וֹא וְקָנֶ֥ה הַטּ֖וֹב מֵאֶ֣רֶץ מֶרְחָ֑ק עֹלֽוֹתֵיכֶם֙ לֹ֣א לְרָצ֔וֹן וְזִבְחֵיכֶ֖ם לֹא־עָ֥רְבוּ לִֽי׃ סWhat use to Me is frankincense from Sheba or sweet cane from a distant land? Your burnt offerings are not acceptable; your sacrifices do not please Me.”
21Ngakho usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Bheka, ngibeka izikhubekiso phambi kwalaba bantu. Obaba namadodana bayokhubeka kuzo ndawonye, umakhelwane kanye nomngane wakhe.”לָכֵ֗ן כֹּ֚ה אָמַ֣ר יְהוָ֔ה הִנְנִ֥י נֹתֵ֛ן אֶל־הָעָ֥ם הַזֶּ֖ה מִכְשֹׁלִ֑ים וְכָ֣שְׁלוּ בָ֠ם אָב֨וֹת וּבָנִ֥ים יַחְדָּ֛ו שָׁכֵ֥ן וְרֵע֖וֹ׃ פTherefore this is what the LORD says: “I will lay stumbling blocks before this people; fathers and sons alike will be staggered; friends and neighbors will perish.”
22Usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Bheka, abantu bayeza bevela ezweni lasenyakatho; isizwe esikhulu siyavuswa sivela emikhawulweni ekude yomhlaba.כֹּ֚ה אָמַ֣ר יְהוָ֔ה הִנֵּ֛ה עַ֥ם בָּ֖א מֵאֶ֣רֶץ צָפ֑וֹן וְג֣וֹי גָּד֔וֹל יֵע֖וֹר מִיַּרְכְּתֵי־אָֽרֶץ׃This is what the LORD says: “Behold, an army is coming from the land of the north; a great nation is stirred up from the ends of the earth.23\q1 Babamba umnsalo nomkhonto;
\q2 banonya futhi abahawukeli.
\q1 Umsindo wabo uduma njengolwandle,
\q2 futhi bagibele amahhashi;
\q1 bahleleke njengendoda eya empini
\q2 ngokumelene nawe, ndodakazi yaseSiyoni.”קֶ֣שֶׁת וְכִיד֞וֹן יַחֲזִ֗יקוּ אַכְזָרִ֥י הוּא֙ וְלֹ֣א יְרַחֵ֔מוּ קוֹלָם֙ כַּיָּ֣ם יֶהֱמֶ֔ה וְעַל־סוּסִ֖ים יִרְכָּ֑בוּ עָר֗וּךְ כְּאִישׁ֙ לַמִּלְחָמָ֔ה עָלַ֖יִךְ בַּת־צִיּֽוֹן׃They grasp the bow and spear; they are cruel and merciless. Their voice roars like the sea, and they ride upon horses, lined up like men in formation against you, O Daughter of Zion.”24Sizwile umbiko ngaso; izandla zethu zixegile. Usizi lusibambile, nobuhlungu obunjengobowesifazane obelethayo.שָׁמַ֥עְנוּ אֶת־שָׁמְע֖וֹ רָפ֣וּ יָדֵ֑ינוּ צָרָה֙ הֶחֱזִיקַ֔תְנוּ חִ֖יל כַּיּוֹלֵדָֽה׃We have heard the report; our hands hang limp. Anguish has gripped us, pain like that of a woman in labor.25\q1 Ningaphumi niye ensimini,
\q2 futhi ningahambi endleleni,
\q1 ngoba isitha siphethe inkemba;
\q2 ukwesaba kukhona nxazonke.אַל־הַשָּׂדֶ֔ה וּבַדֶּ֖רֶךְ אַל־כִּ֚י חֶ֣רֶב לְאֹיֵ֔ב מָג֖וֹר מִסָּבִֽיב׃Do not go out to the fields; do not walk the road. For the enemy has a sword; terror is on every side.26\q1 Ndodakazi yabantu bami, bhinca indwangu yesaka,
\q2 uzigingqe emlotheni.
\q1 Zenzele ukulila njengokulilela indodana okuwukuphela kwayo,
\q2 isililo esibuhlungu,
\q1 ngoba umbhubhisi uyosifikela
\q2 ngokuzumayo.בַּת־עַמִּ֤י חִגְרִי־שָׂק֙ וְהִתְפַּלְּשִׁ֣י בָאֵ֔פֶר אֵ֤בֶל יָחִיד֙ עֲשִׂ֣י לָ֔ךְ מִסְפַּ֖ד תַּמְרוּרִ֑ים כִּ֣י פִתְאֹ֔ם יָבֹ֥א הַשֹּׁדֵ֖ד עָלֵֽינוּ׃O daughter of my people, dress yourselves in sackcloth and roll in ashes. Mourn with bitter wailing, as you would for an only son, for suddenly the destroyer will come upon us.27Ngikubeke njengomhloli phakathi kwabantu bami, njengenqaba, ukuze wazi futhi uhlole indlela yabo.בָּח֛וֹן נְתַתִּ֥יךָ בְעַמִּ֖י מִבְצָ֑ר וְתֵדַ֕ע וּבָחַנְתָּ֖ אֶת־דַּרְכָּֽם׃“I have appointed you to examine My people like ore, so you may know and try their ways.28Bonke bangabahlubuki abanenkani, abahambahamba behleba. Bayithusi nensimbi; bonke bangabonakalisi.כֻּלָּם֙ סָרֵ֣י סֽוֹרְרִ֔ים הֹלְכֵ֥י רָכִ֖יל נְחֹ֣שֶׁת וּבַרְזֶ֑ל כֻּלָּ֥ם מַשְׁחִיתִ֖ים הֵֽמָּה׃All are hardened rebels, walking around as slanderers. They are bronze and iron; all of them are corrupt.29Isivutheli siyahefuzela, umthofu usuphelile. Bacwengisisa ngeze, kodwa ababi abasuswanga.aIsiHebheru asicacile.נָחַ֣ר מַפֻּ֔חַ עֹפָ֑רֶת לַשָּׁוְא֙ צָרַ֣ף צָר֔וֹף וְרָעִ֖ים לֹ֥א נִתָּֽקוּ׃The bellows blow fiercely, blasting away the lead with fire. The refining proceeds in vain, for the wicked are not purged.30Babizwa ngokuthi, “Isiliva esaliwe,” ngoba u\nd iNKOSI\nd* ibalile.כֶּ֣סֶף נִמְאָ֔ס קָרְא֖וּ לָהֶ֑ם כִּֽי־מָאַ֥ס יְהוָ֖ה בָּהֶֽם׃ פThey are called rejected silver, because the LORD has rejected them.”