isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ubani onganginika ehlane indawo yokulala yabahambi, ukuze ngishiye abantu bami ngihambe ngisuke kubo? Ngoba bonke bayiziphingi, bayibandla labakhapheli.מִֽי־יִתְּנֵ֣נִי בַמִּדְבָּ֗ר מְלוֹן֙ אֹֽרְחִ֔ים וְאֶֽעֶזְבָה֙ אֶת־עַמִּ֔י וְאֵלְכָ֖ה מֵֽאִתָּ֑ם כִּ֤י כֻלָּם֙ מְנָ֣אֲפִ֔ים עֲצֶ֖רֶת בֹּגְדִֽים׃If only I had a traveler’s lodge in the wilderness, I would abandon my people and depart from them, for they are all adulterers, a crowd of faithless people.2Bagobise ulimi lwabo lube ngumnsalo wabo wamanga; baqina ezweni, kodwa hhayi ngokwethembeka. Ngoba basuka kokubi baye kokubi, futhi abangazi Mina,” kuyisimemezelo se\nd iNKOSI\nd*.וַֽיַּדְרְכ֤וּ אֶת־לְשׁוֹנָם֙ קַשְׁתָּ֣ם שֶׁ֔קֶר וְלֹ֥א לֶאֱמוּנָ֖ה גָּבְר֣וּ בָאָ֑רֶץ כִּי֩ מֵרָעָ֨ה אֶל־רָעָ֧ה׀ יָצָ֛אוּ וְאֹתִ֥י לֹֽא־יָדָ֖עוּ נְאֻם־יְהוָֽה׃ ס“They bend their tongues like bows; lies prevail over truth in the land. For they proceed from evil to evil, and they do not take Me into account,” declares the LORD.
3“Umuntu ngamunye makaqaphe umngane wakhe, futhi ningathembeli kunoma yimuphi umfowenu, ngoba wonke umfowabo uyakhohlisa impela, nawo wonke umngane uhamba ehleba.אִ֤ישׁ מֵרֵעֵ֨הוּ֙ הִשָּׁמֵ֔רוּ וְעַל־כָּל־אָ֖ח אַל־תִּבְטָ֑חוּ כִּ֤י כָל־אָח֙ עָק֣וֹב יַעְקֹ֔ב וְכָל־רֵ֖עַ רָכִ֥יל יַהֲלֹֽךְ׃“Let everyone guard against his neighbor; do not trust any brother, for every brother deals craftily, and every friend spreads slander.4Yilowo nalowo ukhohlisa umngane wakhe, futhi abalikhulumi iqiniso. Bafundise ulimi lwabo ukukhuluma amanga; bazikhandlile benza okuphambene.וְאִ֤ישׁ בְּרֵעֵ֨הוּ֙ יְהָתֵ֔לּוּ וֶאֱמֶ֖ת לֹ֣א יְדַבֵּ֑רוּ לִמְּד֧וּ לְשׁוֹנָ֛ם דַּבֶּר־שֶׁ֖קֶר הַעֲוֵ֥ה נִלְאֽוּ׃Each one betrays his friend; no one tells the truth. They have taught their tongues to lie; they wear themselves out committing iniquity.5Ukuhlala kwakho kuphakathi kwenkohliso. Ngenxa yenkohliso bayenqaba ukungazi,” kusho isimemezelo se-\nd iNKOSI\nd*.שִׁבְתְּךָ֖ בְּת֣וֹךְ מִרְמָ֑ה בְּמִרְמָ֛ה מֵאֲנ֥וּ דַֽעַת־אוֹתִ֖י נְאֻם־יְהוָֽה׃ סYou dwell in the midst of deception; in their deceit they refuse to know Me,” declares the LORD.
6Ngakho \nd iNKOSI\nd* yamabutho ithi: “Bhekani, ngizobancibilikisa ngibavivinye, ngoba ngingenzani ngenxa yendodakazi yabantu bami?לָכֵ֗ן כֹּ֤ה אָמַר֙ יְהוָ֣ה צְבָא֔וֹת הִנְנִ֥י צוֹרְפָ֖ם וּבְחַנְתִּ֑ים כִּֽי־אֵ֣יךְ אֶעֱשֶׂ֔ה מִפְּנֵ֖י בַּת־עַמִּֽי׃Therefore this is what the LORD of Hosts says: “Behold, I will refine them and test them, for what else can I do because of the daughter of My people?7Ulimi lwabo lungumcibisholo; lukhuluma inkohliso. Ngomlomo umuntu ukhuluma ukuthula kumngane wakhe, kodwa ngaphakathi kwakhe umqamekela.חֵ֥ץ לְשׁוֹנָ֖ם מִרְמָ֣ה דִבֵּ֑ר בְּפִ֗יו שָׁל֤וֹם אֶת־רֵעֵ֨הוּ֙ יְדַבֵּ֔ר וּבְקִרְבּ֖וֹ יָשִׂ֥ים אָרְבּֽוֹ׃Their tongues are deadly arrows; they speak deception. With his mouth a man speaks peace to his neighbor, but in his heart he sets a trap for him.8Angiyikubajezisa yini ngenxa yalezi zinto?” kusho isimemezelo se-\nd iNKOSI\nd*. “Angiyikuziphindiselela yini esizweni esinjengalesi?”aNgokwezwi nezwi: Umphefumulo wami awuyikuziphindiselela yini esizweni esinjengalesi?הַעַל־אֵ֥לֶּה לֹֽא־אֶפְקָד־בָּ֖ם נְאֻם־יְהוָ֑ה אִ֚ם בְּג֣וֹי אֲשֶׁר־כָּזֶ֔ה לֹ֥א תִתְנַקֵּ֖ם נַפְשִֽׁי׃ סShould I not punish them for these things? declares the LORD. Should I not avenge Myself on such a nation as this?”
9Ngizophakamisa ukukhala nokulila ngenxa yezintaba, nesililo ngenxa yamadlelo asehlane, ngoba ashisiwe, akekho umuntu odlulayo, futhi akuzwakali izwi lemfuyo. Kusukela ezinyonini zesibhakabhaka kuze kufike ezilwaneni, konke kubalekile kwahamba.עַל־הֶ֨הָרִ֜ים אֶשָּׂ֧א בְכִ֣י וָנֶ֗הִי וְעַל־נְא֤וֹת מִדְבָּר֙ קִינָ֔ה כִּ֤י נִצְּתוּ֙ מִבְּלִי־אִ֣ישׁ עֹבֵ֔ר וְלֹ֥א שָׁמְע֖וּ ק֣וֹל מִקְנֶ֑ה מֵע֤וֹף הַשָּׁמַ֨יִם֙ וְעַד־בְּהֵמָ֔ה נָדְד֖וּ הָלָֽכוּ׃I will take up a weeping and wailing for the mountains, a dirge over the wilderness pasture, for they have been scorched so no one passes through, and the lowing of cattle is not heard. Both the birds of the air and the beasts have fled; they have gone away.10Ngizokwenza iJerusalema libe yizinqwaba, indawo yokuhlala yezimpungushe; nemizi yakwaJuda ngiyoyenza incithakalo engenamhlali.”וְנָתַתִּ֧י אֶת־יְרוּשָׁלִַ֛ם לְגַלִּ֖ים מְע֣וֹן תַּנִּ֑ים וְאֶת־עָרֵ֧י יְהוּדָ֛ה אֶתֵּ֥ן שְׁמָמָ֖ה מִבְּלִ֖י יוֹשֵֽׁב׃ ס“And I will make Jerusalem a heap of rubble, a haunt for jackals; and I will make the cities of Judah a desolation, without inhabitant.”
11Ubani umuntu ohlakaniphile ongaqonda lokhu? Ubani umlomo we\nd iNKOSI\nd* okhulume kuye, ukuze akumemezele? Kungani izwe libhubhile, lashiswa njengehlane elingenamuntu odlulayo?מִֽי־הָאִ֤ישׁ הֶֽחָכָם֙ וְיָבֵ֣ן אֶת־זֹ֔את וַאֲשֶׁ֨ר דִּבֶּ֧ר פִּֽי־יְהוָ֛ה אֵלָ֖יו וְיַגִּדָ֑הּ עַל־מָה֙ אָבְדָ֣ה הָאָ֔רֶץ נִצְּתָ֥ה כַמִּדְבָּ֖ר מִבְּלִ֖י עֹבֵֽר׃ סWho is the man wise enough to understand this? To whom has the mouth of the LORD spoken, that he may explain it? Why is the land destroyed and scorched like a desert, so no one can pass through it?
12U\nd iNKOSI\nd* wathi, “Kungenxa yokuthi bayishiyile imfundiso yami engayibeka phambi kwabo, abalilalelanga izwi lami futhi abahambanga ngayo.וַיֹּ֣אמֶר יְהוָ֔ה עַל־עָזְבָם֙ אֶת־תּ֣וֹרָתִ֔י אֲשֶׁ֥ר נָתַ֖תִּי לִפְנֵיהֶ֑ם וְלֹא־שָׁמְע֥וּ בְקוֹלִ֖י וְלֹא־הָ֥לְכוּ בָֽהּ׃And the LORD answered, “It is because they have forsaken My law, which I set before them; they have not walked in it or obeyed My voice.13Kunalokho, balandela inkani yenhliziyo yabo, balandela noBali, njengoba okhokho babo babafundisa.”וַיֵּ֣לְכ֔וּ אַחֲרֵ֖י שְׁרִר֣וּת לִבָּ֑ם וְאַחֲרֵי֙ הַבְּעָלִ֔ים אֲשֶׁ֥ר לִמְּד֖וּם אֲבוֹתָֽם׃ סInstead, they have followed the stubbornness of their hearts and gone after the Baals, as their fathers taught them.”
14Ngakho \nd iNKOSI\nd* yamabutho, uNkulunkulu ka-Israyeli, ithi: Bhekani, ngizokondla laba bantu ngomhlonyane, ngibaphuzise amanzi anoshevu.לָכֵ֗ן כֹּֽה־אָמַ֞ר יְהוָ֤ה צְבָאוֹת֙ אֱלֹהֵ֣י יִשְׂרָאֵ֔ל הִנְנִ֧י מַאֲכִילָ֛ם אֶת־הָעָ֥ם הַזֶּ֖ה לַֽעֲנָ֑ה וְהִשְׁקִיתִ֖ים מֵי־רֹֽאשׁ׃Therefore this is what the LORD of Hosts, the God of Israel, says: “Behold, I will feed this people wormwood and give them poisoned water to drink.15Ngizobahlakazela phakathi kwezizwe abangazazanga bona nokhokho babo, bese ngithumela inkemba ibalandele ngize ngibaqede.”וַהֲפִֽצוֹתִים֙ בַּגּוֹיִ֔ם אֲשֶׁר֙ לֹ֣א יָֽדְע֔וּ הֵ֖מָּה וַֽאֲבוֹתָ֑ם וְשִׁלַּחְתִּ֤י אַֽחֲרֵיהֶם֙ אֶת־הַחֶ֔רֶב עַ֥ד כַּלּוֹתִ֖י אוֹתָֽם׃ פI will scatter them among the nations that neither they nor their fathers have known, and I will send a sword after them until I have finished them off.”
16\nd INKOSI\nd* yamabutho ithi: “Cabangisisani, nibize abesifazane bokulila ukuba beze; thumani kubesifazane abanekhono ukuba beze.כֹּ֤ה אָמַר֙ יְהוָ֣ה צְבָא֔וֹת הִתְבּֽוֹנְנ֛וּ וְקִרְא֥וּ לַמְקוֹנְנ֖וֹת וּתְבוֹאֶ֑ינָה וְאֶל־הַחֲכָמ֥וֹת שִׁלְח֖וּ וְתָבֽוֹאנָה׃This is what the LORD of Hosts says: “Take note, and summon the wailing women; send for the most skillful among them.17Mabasheshe basiphakamisele isililo, ukuze amehlo ethu ehlise izinyembezi, nezinkophe zethu zigeleze amanzi.וּתְמַהֵ֕רְנָה וְתִשֶּׂ֥נָה עָלֵ֖ינוּ נֶ֑הִי וְתֵרַ֤דְנָה עֵינֵ֨ינוּ֙ דִּמְעָ֔ה וְעַפְעַפֵּ֖ינוּ יִזְּלוּ־מָֽיִם׃Let them come quickly and take up a lament over us, that our eyes may overflow with tears, and our eyelids may gush with water.18Ngoba kuzwakala izwi lokulila livela eSiyoni, lithi: ‘Yeka indlela esichithiwe ngayo! Sihlazeke kakhulu, ngoba silishiyile izwe, ngoba badilize izindawo zethu zokuhlala.’כִּ֣י ק֥וֹל נְהִ֛י נִשְׁמַ֥ע מִצִּיּ֖וֹן אֵ֣יךְ שֻׁדָּ֑דְנוּ בֹּ֤שְׁנֽוּ מְאֹד֙ כִּֽי־עָזַ֣בְנוּ אָ֔רֶץ כִּ֥י הִשְׁלִ֖יכוּ מִשְׁכְּנוֹתֵֽינוּ׃ סFor the sound of wailing is heard from Zion: ‘How devastated we are! How great is our shame! For we have abandoned the land because our dwellings have been torn down.’”
19Ngakho-ke, nina besifazane, zwanini izwi le\nd iNKOSI\nd*, nendlebe yenu mayamukele izwi lomlomo wayo. Fundisani amadodakazi enu isililo, nalowo nalowo wesifazane afundise umngane wakhe ingoma yokulila.כִּֽי־שְׁמַ֤עְנָה נָשִׁים֙ דְּבַר־יְהוָ֔ה וְתִקַּ֥ח אָזְנְכֶ֖ם דְּבַר־פִּ֑יו וְלַמֵּ֤דְנָה בְנֽוֹתֵיכֶם֙ נֶ֔הִי וְאִשָּׁ֥ה רְעוּתָ֖הּ קִינָֽה׃Now, O women, hear the word of the LORD. Open your ears to the word of His mouth. Teach your daughters to wail, and one another to lament.20Ngoba ukufa kukhuphukele emafasiteleni ethu, kwangena ezindlini zethu ezinkulu, ukuze kuqede usana ngaphandle nezinsizwa ezigcawini.כִּֽי־עָ֤לָה מָ֨וֶת֙ בְּחַלּוֹנֵ֔ינוּ בָּ֖א בְּאַרְמְנוֹתֵ֑ינוּ לְהַכְרִ֤ית עוֹלָל֙ מִח֔וּץ בַּחוּרִ֖ים מֵרְחֹבֽוֹת׃For death has climbed in through our windows; it has entered our fortresses to cut off the children from the streets, the young men from the town squares.21Yisho uthi: “Nasi isimemezelo se\nd iNKOSI\nd*: ‘Izidumbu zabantu ziyokuwa njengomquba ebusweni bensimu, nanjengokusanhlamvu okusikiwe ngemva komvuni, kungekho muntu okukuqoqayo.’”דַּבֵּ֗ר כֹּ֚ה נְאֻם־יְהוָ֔ה וְנָֽפְלָה֙ נִבְלַ֣ת הָֽאָדָ֔ם כְּדֹ֖מֶן עַל־פְּנֵ֣י הַשָּׂדֶ֑ה וּכְעָמִ֛יר מֵאַחֲרֵ֥י הַקֹּצֵ֖ר וְאֵ֥ין מְאַסֵּֽף׃ סDeclare that this is what the LORD says: “The corpses of men will fall like dung upon the open field, like newly cut grain behind the reaper, with no one to gather it.”
22Usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Umuntu ohlakaniphile makangaziqhayisi ngokuhlakanipha kwakhe, neqhawe malingaziqhayisi ngamandla alo, nesicebi masingaziqhayisi ngomcebo waso.כֹּ֣ה׀ אָמַ֣ר יְהוָ֗ה אַל־יִתְהַלֵּ֤ל חָכָם֙ בְּחָכְמָת֔וֹ וְאַל־יִתְהַלֵּ֥ל הַגִּבּ֖וֹר בִּגְבֽוּרָת֑וֹ אַל־יִתְהַלֵּ֥ל עָשִׁ֖יר בְּעָשְׁרֽוֹ׃This is what the LORD says: “Let not the wise man boast in his wisdom, nor the strong man in his strength, nor the wealthy man in his riches.23Kodwa oziqhayisayo makaziqhayise ngalokhu: ukuthi uyaqonda futhi uyangazi Mina, ukuthi ngingu\nd iNKOSI\nd* eyenza uthando oluthembekile, ubulungisa nokulunga emhlabeni, ngoba ngiyajabula ngalezi zinto,” kuyisimemezelo se\nd iNKOSI\nd*.כִּ֣י אִם־בְּזֹ֞את יִתְהַלֵּ֣ל הַמִּתְהַלֵּ֗ל הַשְׂכֵּל֮ וְיָדֹ֣עַ אוֹתִי֒ כִּ֚י אֲנִ֣י יְהוָ֔ה עֹ֥שֶׂה חֶ֛סֶד מִשְׁפָּ֥ט וּצְדָקָ֖ה בָּאָ֑רֶץ כִּֽי־בְאֵ֥לֶּה חָפַ֖צְתִּי נְאֻם־יְהוָֽה׃ סBut let him who boasts boast in this, that he understands and knows Me, that I am the LORD, who exercises loving devotion, justice and righteousness on the earth— for I delight in these things,” declares the LORD.
24“Bheka, kuza izinsuku,” kuyisimemezelo se\nd iNKOSI\nd*, “lapho ngiyokwahlulela wonke umuntu osokwe enejwabu,aNgokwezwi nezwi: wonke osokwe ngejwabu.הִנֵּ֛ה יָמִ֥ים בָּאִ֖ים נְאֻם־יְהוָ֑ה וּפָ֣קַדְתִּ֔י עַל־כָּל־מ֖וּל בְּעָרְלָֽה׃“Behold, the days are coming,” declares the LORD, “when I will punish all who are circumcised only in the flesh—25iMitsrayimi, uJuda, u-Edomi, amadodana ka-Amoni, uMowabi nabo bonke abagunda izinhlangothi zezinwele zabo, abahlala ehlane. Ngoba zonke izizwe zinejwabu, nayo yonke indlu ka-Israyeli inejwabu lenhliziyo.”עַל־מִצְרַ֣יִם וְעַל־יְהוּדָ֗ה וְעַל־אֱד֞וֹם וְעַל־בְּנֵ֤י עַמּוֹן֙ וְעַל־מוֹאָ֔ב וְעַל֙ כָּל־קְצוּצֵ֣י פֵאָ֔ה הַיֹּשְׁבִ֖ים בַּמִּדְבָּ֑ר כִּ֤י כָל־הַגּוֹיִם֙ עֲרֵלִ֔ים וְכָל־בֵּ֥ית יִשְׂרָאֵ֖ל עַרְלֵי־לֵֽב׃ סEgypt, Judah, Edom, Ammon, Moab, and all the inhabitants of the desert who clip the hair of their temples. For all these nations are uncircumcised, and the whole house of Israel is uncircumcised in heart.”