isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Uma umuntu ona, ezwile izwi lesifungo sokumqalekisa, futhi engufakazi—noma ekubonile noma ekwazi—uma engakubiki, uyothwala icala lakhe.וְנֶ֣פֶשׁ כִּֽי־תֶחֱטָ֗א וְשָֽׁמְעָה֙ ק֣וֹל אָלָ֔ה וְה֣וּא עֵ֔ד א֥וֹ רָאָ֖ה א֣וֹ יָדָ֑ע אִם־ל֥וֹא יַגִּ֖יד וְנָשָׂ֥א עֲוֺנֽוֹ׃“If someone sins by failing to testify when he hears a public charge about something he has witnessed, whether he has seen it or learned of it, he shall bear the iniquity.2Noma uma umuntu ethinta noma yini engcolile, kungaba isidumbu sesilwane sasendle esingcolile, noma isidumbu sesilwane esifuywayo esingcolile, noma isidumbu sesilwane esihuquzelayo esingcolile, kodwa lokho kufihlekile kuye, ungcolile futhi unecala.א֣וֹ נֶ֗פֶשׁ אֲשֶׁ֣ר תִּגַּע֮ בְּכָל־דָּבָ֣ר טָמֵא֒ אוֹ֩ בְנִבְלַ֨ת חַיָּ֜ה טְמֵאָ֗ה א֤וֹ בְּנִבְלַת֙ בְּהֵמָ֣ה טְמֵאָ֔ה א֕וֹ בְּנִבְלַ֖ת שֶׁ֣רֶץ טָמֵ֑א וְנֶעְלַ֣ם מִמֶּ֔נּוּ וְה֥וּא טָמֵ֖א וְאָשֵֽׁם׃Or if a person touches anything unclean—whether the carcass of any unclean wild animal or livestock or crawling creature—even if he is unaware of it, he is unclean and guilty.3Noma uma ethinta ukungcola komuntu, noma yiluphi ukungcola kwakhe umuntu angangcola ngakho, kodwa lokho kufihlekile kuye, kuthi lapho esekwazi, abe necala.א֣וֹ כִ֤י יִגַּע֙ בְּטֻמְאַ֣ת אָדָ֔ם לְכֹל֙ טֻמְאָת֔וֹ אֲשֶׁ֥ר יִטְמָ֖א בָּ֑הּ וְנֶעְלַ֣ם מִמֶּ֔נּוּ וְה֥וּא יָדַ֖ע וְאָשֵֽׁם׃Or if he touches human uncleanness—anything by which one becomes unclean—even if he is unaware of it, when he realizes it, he is guilty.4Noma uma umuntu efunga, ephahluka ngezindebe zakhe ukuthi uzokwenza okubi noma okuhle—noma yini umuntu angayiphahluka ngesifungo—kodwa lokho kufihlekile kuye, kuthi lapho esekwazi, abe necala ngenye yalezi zinto.א֣וֹ נֶ֡פֶשׁ כִּ֣י תִשָּׁבַע֩ לְבַטֵּ֨א בִשְׂפָתַ֜יִם לְהָרַ֣ע׀ א֣וֹ לְהֵיטִ֗יב לְ֠כֹל אֲשֶׁ֨ר יְבַטֵּ֧א הָאָדָ֛ם בִּשְׁבֻעָ֖ה וְנֶעְלַ֣ם מִמֶּ֑נּוּ וְהוּא־יָדַ֥ע וְאָשֵׁ֖ם לְאַחַ֥ת מֵאֵֽלֶּה׃Or if someone swears thoughtlessly with his lips to do anything good or evil—in whatever matter a man may rashly pronounce an oath—even if he is unaware of it, when he realizes it, he is guilty in the matter.5Kuyothi lapho eba necala ngenye yalezi zinto, avume lokho one ngakho.וְהָיָ֥ה כִֽי־יֶאְשַׁ֖ם לְאַחַ֣ת מֵאֵ֑לֶּה וְהִ֨תְוַדָּ֔ה אֲשֶׁ֥ר חָטָ֖א עָלֶֽיהָ׃If someone incurs guilt in one of these ways, he must confess the sin he has committed,6Alethe ku-\nd iNKOSI\nd* umnikelo wakhe wokubuyisela ngenxa yesono one ngaso: isilwane esisikazi sasemhlambini, kungaba yimvu yesikazi noma imbuzi yesikazi, sibe ngumnikelo wokuhlanza. Umpristi uyomsusela icala lesono sakhe.וְהֵבִ֣יא אֶת־אֲשָׁמ֣וֹ לַיהוָ֡ה עַ֣ל חַטָּאתוֹ֩ אֲשֶׁ֨ר חָטָ֜א נְקֵבָ֨ה מִן־הַצֹּ֥אן כִּשְׂבָּ֛ה אֽוֹ־שְׂעִירַ֥ת עִזִּ֖ים לְחַטָּ֑את וְכִפֶּ֥ר עָלָ֛יו הַכֹּהֵ֖ן מֵחַטָּאתֽוֹ׃and he must bring his guilt offering to the LORD for the sin he has committed: a female lamb or goat from the flock as a sin offering. And the priest will make atonement for him concerning his sin.7Kodwa uma engenawo amandla okuthola imvu noma imbuzi, ngenxa yesono asenzile makalethe ku-\nd iNKOSI\nd* umnikelo wakhe wokubuyisela ongamahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, enye ibe umnikelo wokuhlanza, enye ibe umnikelo oshiswa wonke.aNgokwezwi nezwi: Isandla sakhe singafinyeleli kokwanele imvu noma imbuzi.וְאִם־לֹ֨א תַגִּ֣יע יָדוֹ֮ דֵּ֣י שֶׂה֒ וְהֵבִ֨יא אֶת־אֲשָׁמ֜וֹ אֲשֶׁ֣ר חָטָ֗א שְׁתֵּ֥י תֹרִ֛ים אֽוֹ־שְׁנֵ֥י בְנֵֽי־יוֹנָ֖ה לַֽיהוָ֑ה אֶחָ֥ד לְחַטָּ֖את וְאֶחָ֥ד לְעֹלָֽה׃If, however, he cannot afford a lamb, he may bring to the LORD as restitution for his sin two turtledoves or two young pigeons—one as a sin offering and the other as a burnt offering.8Makazilethe kumpristi, yena anikele kuqala ngaleyo engumnikelo wokuhlanza. Uyonqamula ikhanda layo ngasentanyeni, kodwa angalihlukanisi ngokuphelele.וְהֵבִ֤יא אֹתָם֙ אֶל־הַכֹּהֵ֔ן וְהִקְרִ֛יב אֶת־אֲשֶׁ֥ר לַחַטָּ֖את רִאשׁוֹנָ֑ה וּמָלַ֧ק אֶת־רֹאשׁ֛וֹ מִמּ֥וּל עָרְפּ֖וֹ וְלֹ֥א יַבְדִּֽיל׃He is to bring them to the priest, who shall first present the one for the sin offering. He is to twist its head at the front of its neck without severing it;9Uyakufafaza okwegazi lomnikelo wokuhlanza odongeni lwe-altare, bese igazi elisele likhamelwa esisekelweni se-altare. Kungumnikelo wokuhlanza.וְהִזָּ֞ה מִדַּ֤ם הַחַטָּאת֙ עַל־קִ֣יר הַמִּזְבֵּ֔חַ וְהַנִּשְׁאָ֣ר בַּדָּ֔ם יִמָּצֵ֖ה אֶל־יְס֣וֹד הַמִּזְבֵּ֑חַ חַטָּ֖את הֽוּא׃then he is to sprinkle some of the blood of the sin offering on the side of the altar, while the rest of the blood is drained out at the base of the altar. It is a sin offering.10Eyesibili uyoyenza ibe umnikelo oshiswa wonke ngokwenqubo emisiwe. Umpristi uyomsusela icala ngenxa yesono asenzile, futhi uyothethelelwa.וְאֶת־הַשֵּׁנִ֛י יַעֲשֶׂ֥ה עֹלָ֖ה כַּמִּשְׁפָּ֑ט וְכִפֶּ֨ר עָלָ֧יו הַכֹּהֵ֛ן מֵחַטָּאת֥וֹ אֲשֶׁר־חָטָ֖א וְנִסְלַ֥ח לֽוֹ׃ סAnd the priest must prepare the second bird as a burnt offering according to the ordinance. In this way the priest will make atonement for him for the sin he has committed, and he will be forgiven.
11Kodwa uma engenawo amandla okuthola amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, ngenxa yesono asenzile makalethe njengomnikelo wakhe okweshumi kwe-efa likafulawa ocolekileyo, kube umnikelo wokuhlanza. Angafaki amafutha kuwo, futhi angabeki impepho kuwo, ngoba ungumnikelo wokuhlanza.aNgokwezwi nezwi: Isandla sakhe singafinyeleli emahobheni amabili noma emaphusheni amabili amajuba.וְאִם־לֹא֩ תַשִּׂ֨יג יָד֜וֹ לִשְׁתֵּ֣י תֹרִ֗ים אוֹ֮ לִשְׁנֵ֣י בְנֵי־יוֹנָה֒ וְהֵבִ֨יא אֶת־קָרְבָּנ֜וֹ אֲשֶׁ֣ר חָטָ֗א עֲשִׂירִ֧ת הָאֵפָ֛ה סֹ֖לֶת לְחַטָּ֑את לֹא־יָשִׂ֨ים עָלֶ֜יהָ שֶׁ֗מֶן וְלֹא־יִתֵּ֤ן עָלֶ֨יהָ֙ לְבֹנָ֔ה כִּ֥י חַטָּ֖את הִֽיא׃But if he cannot afford two turtledoves or two young pigeons, he may bring a tenth of an ephah of fine flour as a sin offering. He must not put olive oil or frankincense on it, because it is a sin offering.12Makawulethe kumpristi. Umpristi uyokha kuwo okugcwele isandla sakhe, okuyingxenye yawo yesikhumbuzo, akushise e-altare phezu kweminikelo ka-\nd iNKOSI\nd* eshiswa ngomlilo. Ungumnikelo wokuhlanza.וֶהֱבִיאָהּ֮ אֶל־הַכֹּהֵן֒ וְקָמַ֣ץ הַכֹּהֵ֣ן׀ מִ֠מֶּנָּה מְל֨וֹא קֻמְצ֜וֹ אֶת־אַזְכָּרָתָה֙ וְהִקְטִ֣יר הַמִּזְבֵּ֔חָה עַ֖ל אִשֵּׁ֣י יְהוָ֑ה חַטָּ֖את הִֽוא׃He is to bring it to the priest, who shall take a handful from it as a memorial portion and burn it on the altar atop the food offerings to the LORD; it is a sin offering.13Umpristi uyomsusela icala ngenxa yesono asenzile ngenye yalezi zinto, futhi uyothethelelwa. Lowo mnikelo uyoba ngowompristi njengomnikelo wokusanhlamvu.וְכִפֶּר֩ עָלָ֨יו הַכֹּהֵ֜ן עַל־חַטָּאת֧וֹ אֲשֶׁר־חָטָ֛א מֵֽאַחַ֥ת מֵאֵ֖לֶּה וְנִסְלַ֣ח ל֑וֹ וְהָיְתָ֥ה לַכֹּהֵ֖ן כַּמִּנְחָֽה׃ סIn this way the priest will make atonement for him for any of these sins he has committed, and he will be forgiven. The remainder will belong to the priest, like the grain offering.”
14U-\nd iNKOSI\nd* wakhuluma kuMose, wathi:וַיְדַבֵּ֥ר יְהוָ֖ה אֶל־מֹשֶׁ֥ה לֵּאמֹֽר׃Then the LORD said to Moses,15“Uma umuntu enza ukungathembeki, one engaqondile ezintweni ezingcwele zika-\nd iNKOSI\nd*, makalethe ku-\nd iNKOSI\nd* umnikelo wakhe wokubuyisela: inqama engenasici evela emhlambini wezimvu nezimbuzi, ngokulinganisa kwakho ngamashekeli esiliva ngokweshekeli lendawo engcwele, ibe umnikelo wokubuyisela.נֶ֚פֶשׁ כִּֽי־תִמְעֹ֣ל מַ֔עַל וְחָֽטְאָה֙ בִּשְׁגָגָ֔ה מִקָּדְשֵׁ֖י יְהוָ֑ה וְהֵבִיא֩ אֶת־אֲשָׁמ֨וֹ לַֽיהוָ֜ה אַ֧יִל תָּמִ֣ים מִן־הַצֹּ֗אן בְּעֶרְכְּךָ֛ כֶּֽסֶף־שְׁקָלִ֥ים בְּשֶֽׁקֶל־הַקֹּ֖דֶשׁ לְאָשָֽׁם׃“If someone acts unfaithfully and sins unintentionally against any of the LORD’s holy things, he must bring his guilt offering to the LORD: an unblemished ram from the flock, of proper value in silver shekels according to the sanctuary shekel; it is a guilt offering.16Uyokukhokhela lokho one ngakho entweni engcwele, enezele kukho ingxenye yesihlanu yako, akunike umpristi. Umpristi uyomsusela icala ngenqama yomnikelo wokubuyisela, futhi uyothethelelwa.”וְאֵ֣ת אֲשֶׁר֩ חָטָ֨א מִן־הַקֹּ֜דֶשׁ יְשַׁלֵּ֗ם וְאֶת־חֲמִֽישִׁתוֹ֙ יוֹסֵ֣ף עָלָ֔יו וְנָתַ֥ן אֹת֖וֹ לַכֹּהֵ֑ן וְהַכֹּהֵ֗ן יְכַפֵּ֥ר עָלָ֛יו בְּאֵ֥יל הָאָשָׁ֖ם וְנִסְלַ֥ח לֽוֹ׃ פRegarding any holy thing he has harmed, he must make restitution by adding a fifth of its value to it and giving it to the priest, who will make atonement on his behalf with the ram as a guilt offering, and he will be forgiven.17Uma umuntu ona ngokwenza okukodwa kuyo yonke imiyalo ka-\nd iNKOSI\nd* okungafanele kwenziwe, nakuba ebengakwazi, unecala futhi uyothwala icala lakhe.וְאִם־נֶ֨פֶשׁ֙ כִּ֣י תֶֽחֱטָ֔א וְעָֽשְׂתָ֗ה אַחַת֙ מִכָּל־מִצְוֺ֣ת יְהוָ֔ה אֲשֶׁ֖ר לֹ֣א תֵעָשֶׂ֑ינָה וְלֹֽא־יָדַ֥ע וְאָשֵׁ֖ם וְנָשָׂ֥א עֲוֺנֽוֹ׃If someone sins and violates any of the LORD’s commandments even though he was unaware, he is guilty and shall bear his punishment.18Makalethe kumpristi inqama engenasici evela emhlambini, ngokulinganisa kwakho, ibe ngumnikelo wokubuyisela. Umpristi uyomsusela icala ngokuphambuka kwakhe aphambuke ngakho engakwazi, futhi uyothethelelwa.וְ֠הֵבִיא אַ֣יִל תָּמִ֧ים מִן־הַצֹּ֛אן בְּעֶרְכְּךָ֥ לְאָשָׁ֖ם אֶל־הַכֹּהֵ֑ן וְכִפֶּר֩ עָלָ֨יו הַכֹּהֵ֜ן עַ֣ל שִׁגְגָת֧וֹ אֲשֶׁר־שָׁגָ֛ג וְה֥וּא לֹֽא־יָדַ֖ע וְנִסְלַ֥ח לֽוֹ׃He is to bring to the priest an unblemished ram of proper value from the flock as a guilt offering. Then the priest will make atonement on his behalf for the wrong he has committed in ignorance, and he will be forgiven.19Kungumnikelo wokubuyisela; impela unecala ku-\nd iNKOSI\nd*.”אָשָׁ֖ם ה֑וּא אָשֹׁ֥ם אָשַׁ֖ם לַיהוָֽה׃ פIt is a guilt offering; he was certainly guilty before the LORD.”
20U-\nd iNKOSI\nd* wakhuluma kuMose, wathi:וַיְדַבֵּ֥ר יְהוָ֖ה אֶל־מֹשֶׁ֥ה לֵּאמֹֽר׃And the LORD said to Moses,21“Uma umuntu ona, enza ukungathembeki ku-\nd iNKOSI\nd*, aphike amanga kumuntu wakubo ngokuphathelene nento ayiphathisiwe, into ebekwe esandleni sakhe, noma into ephangiwe, noma acindezele umuntu wakubo,נֶ֚פֶשׁ כִּ֣י תֶחֱטָ֔א וּמָעֲלָ֥ה מַ֖עַל בַּיהוָ֑ה וְכִחֵ֨שׁ בַּעֲמִית֜וֹ בְּפִקָּד֗וֹן אֽוֹ־בִתְשׂ֤וּמֶת יָד֙ א֣וֹ בְגָזֵ֔ל א֖וֹ עָשַׁ֥ק אֶת־עֲמִיתֽוֹ׃“If someone sins and acts unfaithfully against the LORD by deceiving his neighbor in regard to a deposit or security entrusted to him or stolen, or if he extorts his neighbor22noma athole into elahlekile kodwa aphike amanga ngayo, afunge amanga ngokuphathelene nanoma iyiphi yazo zonke izinto umuntu angazenza, one ngazo,אֽוֹ־מָצָ֧א אֲבֵדָ֛ה וְכִ֥חֶשׁ בָּ֖הּ וְנִשְׁבַּ֣ע עַל־שָׁ֑קֶר עַל־אַחַ֗ת מִכֹּ֛ל אֲשֶׁר־יַעֲשֶׂ֥ה הָאָדָ֖ם לַחֲטֹ֥א בָהֵֽנָּה׃or finds lost property and lies about it and swears falsely, or if he commits any such sin that a man might commit—23kuyothi lapho ona futhi eba necala, abuyise lokho akuphangile, noma lokho akuthathe ngokucindezela, noma into ayiphathisiwe, noma into elahlekile ayitholile,וְהָיָה֮ כִּֽי־יֶחֱטָ֣א וְאָשֵׁם֒ וְהֵשִׁ֨יב אֶת־הַגְּזֵלָ֜ה אֲשֶׁ֣ר גָּזָ֗ל א֤וֹ אֶת־הָעֹ֨שֶׁק֙ אֲשֶׁ֣ר עָשָׁ֔ק א֚וֹ אֶת־הַפִּקָּד֔וֹן אֲשֶׁ֥ר הָפְקַ֖ד אִתּ֑וֹ א֥וֹ אֶת־הָאֲבֵדָ֖ה אֲשֶׁ֥ר מָצָֽא׃once he has sinned and becomes guilty, he must return what he has stolen or taken by extortion, or the deposit entrusted to him, or the lost property he found,24noma yini afunge amanga ngayo. Uyoyikhokha ngenani layo eliphelele, enezele kuyo ingxenye yayo yesihlanu. Uyonika umnikazi wayo ngosuku lokuba kwakhe necala.א֠וֹ מִכֹּ֞ל אֲשֶׁר־יִשָּׁבַ֣ע עָלָיו֮ לַשֶּׁקֶר֒ וְשִׁלַּ֤ם אֹתוֹ֙ בְּרֹאשׁ֔וֹ וַחֲמִשִׁתָ֖יו יֹסֵ֣ף עָלָ֑יו לַאֲשֶׁ֨ר ה֥וּא ל֛וֹ יִתְּנֶ֖נּוּ בְּי֥וֹם אַשְׁמָתֽוֹ׃or anything else about which he has sworn falsely. He must make restitution in full, add a fifth of the value, and pay it to the owner on the day he acknowledges his guilt.25Alethe ku-\nd iNKOSI\nd* umnikelo wakhe wokubuyisela, inqama engenasici evela emhlambini wezimvu nezimbuzi, ngokulinganisa kwakho, ibe umnikelo wokubuyisela kumpristi.וְאֶת־אֲשָׁמ֥וֹ יָבִ֖יא לַיהוָ֑ה אַ֣יִל תָּמִ֧ים מִן־הַצֹּ֛אן בְּעֶרְכְּךָ֥ לְאָשָׁ֖ם אֶל־הַכֹּהֵֽן׃Then he must bring to the priest his guilt offering to the LORD: an unblemished ram of proper value from the flock.26Umpristi uyomsusela icala phambi kuka-\nd iNKOSI\nd*, futhi uyothethelelwa ngokuphathelene nanoma iyiphi yazo zonke izinto umuntu angazenza abe necala ngayo.”וְכִפֶּ֨ר עָלָ֧יו הַכֹּהֵ֛ן לִפְנֵ֥י יְהוָ֖ה וְנִסְלַ֣ח ל֑וֹ עַל־אַחַ֛ת מִכֹּ֥ל אֲשֶֽׁר־יַעֲשֶׂ֖ה לְאַשְׁמָ֥ה בָֽהּ׃ פIn this way the priest will make atonement for him before the LORD, and he will be forgiven for anything he may have done to incur guilt.”