isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Kuyakuthi ekupheleni kwezinsuku, intaba yendlu ye\nd iNKOSI\nd* iyomiswa iqine esiqongweni sezintaba, yona iyophakanyiswa ngaphezu kwamagquma, abantu bayogelezela kuyo.וְהָיָ֣ה׀ בְּאַחֲרִ֣ית הַיָּמִ֗ים יִ֠הְיֶה הַ֣ר בֵּית־יְהוָ֤ה נָכוֹן֙ בְּרֹ֣אשׁ הֶהָרִ֔ים וְנִשָּׂ֥א ה֖וּא מִגְּבָע֑וֹת וְנָהֲר֥וּ עָלָ֖יו עַמִּֽים׃In the last days the mountain of the house of the LORD will be established as the chief of the mountains; it will be raised above the hills, and the peoples will stream to it.2Izizwe eziningi ziyohamba zithi: “Wozani, senyukele entabeni ye\nd iNKOSI\nd*, nasendlini kaNkulunkulu kaJakobe. Yena uyosifundisa ngezindlela zakhe, ukuze sihambe emikhondweni yakhe.” Ngoba imfundiso iyophuma eSiyoni, nezwi le\nd iNKOSI\nd* liphume eJerusalema.וְֽהָלְכ֞וּ גּוֹיִ֣ם רַבִּ֗ים וְאָֽמְרוּ֙ לְכ֣וּ׀ וְנַעֲלֶ֣ה אֶל־הַר־יְהוָ֗ה וְאֶל־בֵּית֙ אֱלֹהֵ֣י יַעֲקֹ֔ב וְיוֹרֵ֨נוּ֙ מִדְּרָכָ֔יו וְנֵלְכָ֖ה בְּאֹֽרְחֹתָ֑יו כִּ֤י מִצִּיּוֹן֙ תֵּצֵ֣א תוֹרָ֔ה וּדְבַר־יְהוָ֖ה מִירוּשָׁלִָֽם׃And many nations will come and say: “Come, let us go up to the mountain of the LORD, to the house of the God of Jacob. He will teach us His ways, so that we may walk in His paths.” For the law will go forth from Zion and the word of the LORD from Jerusalem.3Uyokwahlulela phakathi kwabantu abaningi, anqumele izizwe ezinamandla ezikude. Ziyokhanda izinkemba zazo zibe ngamakhuba, nemikhonto yazo ibe yimimese yokuthena. Isizwe ngeke siphakamisele esinye isizwe inkemba, futhi ngeke zisayifunda impi.וְשָׁפַ֗ט בֵּ֚ין עַמִּ֣ים רַבִּ֔ים וְהוֹכִ֛יחַ לְגוֹיִ֥ם עֲצֻמִ֖ים עַד־רָח֑וֹק וְכִתְּת֨וּ חַרְבֹתֵיהֶ֜ם לְאִתִּ֗ים וַחֲנִיתֹֽתֵיהֶם֙ לְמַזְמֵר֔וֹת לֹֽא־יִשְׂא֞וּ גּ֤וֹי אֶל־גּוֹי֙ חֶ֔רֶב וְלֹא־יִלְמְד֥וּן ע֖וֹד מִלְחָמָֽה׃Then He will judge between many peoples and arbitrate for strong nations far and wide. Then they will beat their swords into plowshares and their spears into pruning hooks. Nation will no longer take up the sword against nation, nor will they train anymore for war.4Yilowo nalowo uyohlala ngaphansi komvini wakhe nangaphansi komkhiwane wakhe, kungekho muntu omesabisayo, ngoba umlomo we\nd iNKOSI\nd* yamabutho ukhulumile.וְיָשְׁב֗וּ אִ֣ישׁ תַּ֧חַת גַּפְנ֛וֹ וְתַ֥חַת תְּאֵנָת֖וֹ וְאֵ֣ין מַחֲרִ֑יד כִּי־פִ֛י יְהוָ֥ה צְבָא֖וֹת דִּבֵּֽר׃And each man will sit under his own vine and under his own fig tree, with no one to frighten him. For the mouth of the LORD of Hosts has spoken.5Ngoba bonke abantu bayohamba, yilowo nalowo egameni likankulunkulu wakhe, kodwa thina siyohamba egameni le\nd iNKOSI\nd*, uNkulunkulu wethu, phakade njalo.כִּ֚י כָּל־הָ֣עַמִּ֔ים יֵלְכ֕וּ אִ֖ישׁ בְּשֵׁ֣ם אֱלֹהָ֑יו וַאֲנַ֗חְנוּ נֵלֵ֛ךְ בְּשֵׁם־יְהוָ֥ה אֱלֹהֵ֖ינוּ לְעוֹלָ֥ם וָעֶֽד׃ פThough all the nations may walk in the name of their gods, yet we will walk in the name of the LORD our God forever and ever.
6“Ngalolo suku,” isimemezelo se-nd iNKOSInd*,
“ngiyobutha oxhugayo,
ngiqoqe oxoshiweyo
nalowo engimenzele okubi.בַּיּ֨וֹם הַה֜וּא נְאֻם־יְהוָ֗ה אֹֽסְפָה֙ הַצֹּ֣לֵעָ֔ה וְהַנִּדָּחָ֖ה אֲקַבֵּ֑צָה וַאֲשֶׁ֖ר הֲרֵעֹֽתִי׃“On that day,” declares the LORD, “I will gather the lame; I will assemble the outcast, even those whom I have afflicted.7Ngiyokwenza oxhugayo abe yinsali,
nowaxoshwa waya kude abe yisizwe esinamandla.
I-nd iNKOSInd* iyobusa phezu kwabo entabeni yaseSiyoni,
kusukela manje kuze kube phakade.וְשַׂמְתִּ֤י אֶת־הַצֹּֽלֵעָה֙ לִשְׁאֵרִ֔ית וְהַנַּהֲלָאָ֖ה לְג֣וֹי עָצ֑וּם וּמָלַ֨ךְ יְהוָ֤ה עֲלֵיהֶם֙ בְּהַ֣ר צִיּ֔וֹן מֵעַתָּ֖ה וְעַד־עוֹלָֽם׃ פAnd I will make the lame into a remnant, the outcast into a strong nation. Then the LORD will rule over them in Mount Zion from that day and forever.
8Nawe, mbhoshongo womhlambi,
nqaba yendodakazi yaseSiyoni,
umbuso wangaphambili uyofika kuwe;
ubukhosi buyofika endodakazini yaseJerusalema.וְאַתָּ֣ה מִגְדַּל־עֵ֗דֶר עֹ֛פֶל בַּת־צִיּ֖וֹן עָדֶ֣יךָ תֵּאתֶ֑ה וּבָאָ֗ה הַמֶּמְשָׁלָה֙ הָרִ֣אשֹׁנָ֔ה מַמְלֶ֖כֶת לְבַ֥ת־יְרוּשָׁלִָֽם׃And you, O watchtower of the flock, O stronghold of the Daughter of Zion— the former dominion will be restored to you; sovereignty will come to the Daughter of Jerusalem.”9Manje umemezelani kakhulu? Ingabe ayikho inkosi phakathi kwakho? Umeluleki wakho ushabalele yini, ngoba ubuhlungu bukubambile njengowesifazane obelethayo?עַתָּ֕ה לָ֥מָּה תָרִ֖יעִי רֵ֑עַ הֲמֶ֣לֶךְ אֵֽין־בָּ֗ךְ אִֽם־יוֹעֲצֵךְ֙ אָבָ֔ד כִּֽי־הֶחֱזִיקֵ֥ךְ חִ֖יל כַּיּוֹלֵדָֽה׃Why do you now cry aloud? Is there no king among you? Has your counselor perished so that anguish grips you like a woman in labor?10Zibhijabhije, ubelethe, ndodakazi yaseSiyoni, njengowesifazane obelethayo, ngoba manje uyophuma emzini, uhlale endle, uze ufike eBhabhele. Lapho uyokhululwa khona; lapho i\nd iNKOSI\nd* iyokuhlenga esandleni sezitha zakho.ח֧וּלִי וָגֹ֛חִי בַּת־צִיּ֖וֹן כַּיּֽוֹלֵדָ֑ה כִּֽי־עַתָּה֩ תֵצְאִ֨י מִקִּרְיָ֜ה וְשָׁכַ֣נְתְּ בַּשָּׂדֶ֗ה וּבָ֤את עַד־בָּבֶל֙ שָׁ֣ם תִּנָּצֵ֔לִי שָׁ֚ם יִגְאָלֵ֣ךְ יְהוָ֔ה מִכַּ֖ף אֹיְבָֽיִךְ׃Writhe in agony, O Daughter of Zion, like a woman in labor. For now you will leave the city and camp in the open fields. You will go to Babylon; there you will be rescued; there the LORD will redeem you from the hand of your enemies!11Manje izizwe eziningi zibuthene ngokumelene nawe, zithi: “Mayingcoliswe, amehlo ethu mawayibuke iSiyoni.”וְעַתָּ֛ה נֶאֶסְפ֥וּ עָלַ֖יִךְ גּוֹיִ֣ם רַבִּ֑ים הָאֹמְרִ֣ים תֶּחֱנָ֔ף וְתַ֥חַז בְּצִיּ֖וֹן עֵינֵֽינוּ׃But now many nations have assembled against you, saying, “Let her be defiled, and let us feast our eyes on Zion.”12Kodwa zona aziyazi imicabango ye\nd iNKOSI\nd*, futhi aziliqondi icebo layo, ngoba iziqoqe njengesithungu esiyiswa esibuyeni.וְהֵ֗מָּה לֹ֤א יָֽדְעוּ֙ מַחְשְׁב֣וֹת יְהוָ֔ה וְלֹ֥א הֵבִ֖ינוּ עֲצָת֑וֹ כִּ֥י קִבְּצָ֖ם כֶּעָמִ֥יר גֹּֽרְנָה׃But they do not know the thoughts of the LORD or understand His plan, for He has gathered them like sheaves to the threshing floor.13Sukuma ubhule, ndodakazi yaseSiyoni, ngoba ngiyokwenza uphondo lwakho lube yinsimbi, nezinselo zakho zibe yithusi; uyochoboza abantu abaningi. Ngiyohlukanisela \nd iNKOSI\nd* inzuzo yabo, nengcebo yabo ngiyihlukanisele iNkosi yawo wonke umhlaba.ק֧וּמִי וָד֣וֹשִׁי בַת־צִיּ֗וֹן כִּֽי־קַרְנֵ֞ךְ אָשִׂ֤ים בַּרְזֶל֙ וּפַרְסֹתַ֨יִךְ֙ אָשִׂ֣ים נְחוּשָׁ֔ה וַהֲדִקּ֖וֹת עַמִּ֣ים רַבִּ֑ים וְהַחֲרַמְתִּ֤י לַֽיהוָה֙ בִּצְעָ֔ם וְחֵילָ֖ם לַאֲד֥וֹן כָּל־הָאָֽרֶץ׃Rise and thresh, O Daughter of Zion, for I will give you horns of iron and hooves of bronze to break to pieces many peoples. Then you will devote their gain to the LORD, their wealth to the Lord of all the earth.14Manje zibuthe,
wena ndodakazi yeviyo;
ukuvinjezelwa kubekwe ngokumelene nathi.
Bayomshaya ngenduku esihlathini
owahlulela u-Israyeli.aNoma: Zisike manje, wena ndodakazi yeviyo.עַתָּה֙ תִּתְגֹּדְדִ֣י בַת־גְּד֔וּד מָצ֖וֹר שָׂ֣ם עָלֵ֑ינוּ בַּשֵּׁ֨בֶט֙ יַכּ֣וּ עַֽל־הַלְּחִ֔י אֵ֖ת שֹׁפֵ֥ט יִשְׂרָאֵֽל׃ סNow, O daughter of troops, mobilize your troops; for a siege is laid against us! With a rod they will strike the cheek of the judge of Israel.