isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Kukhona okubi engikubonile ngaphansi kwelanga, futhi kukhulu kumuntu.יֵ֣שׁ רָעָ֔ה אֲשֶׁ֥ר רָאִ֖יתִי תַּ֣חַת הַשָּׁ֑מֶשׁ וְרַבָּ֥ה הִ֖יא עַל־הָאָדָֽם׃There is another evil I have seen under the sun, and it weighs heavily upon mankind:2Umuntu uNkulunkulu amnika ingcebo, impahla nodumo, futhi yena engaswele lutho kukho konke akufisayo, kodwa uNkulunkulu angamniki amandla okudla kukho, kunalokho kudliwe umuntu wesinye isizwe—lokhu kuyize futhi kuyisifo esibi.אִ֣ישׁ אֲשֶׁ֣ר יִתֶּן־ל֣וֹ הָאֱלֹהִ֡ים עֹשֶׁר֩ וּנְכָסִ֨ים וְכָב֜וֹד וְֽאֵינֶ֨נּוּ חָסֵ֥ר לְנַפְשׁ֣וֹ׀ מִכֹּ֣ל אֲשֶׁר־יִתְאַוֶּ֗ה וְלֹֽא־יַשְׁלִיטֶ֤נּוּ הָֽאֱלֹהִים֙ לֶאֱכֹ֣ל מִמֶּ֔נּוּ כִּ֛י אִ֥ישׁ נָכְרִ֖י יֹֽאכֲלֶ֑נּוּ זֶ֥ה הֶ֛בֶל וָחֳלִ֥י רָ֖ע הֽוּא׃God gives a man riches, wealth, and honor, so that he lacks nothing his heart desires; but God does not allow him to enjoy them. Instead, a stranger will enjoy them. This is futile and a grievous affliction.
3Uma umuntu ezala abantwana abayi-100, aphile iminyaka eminingi, nezinsuku zeminyaka yakhe zibe ziningi, kodwa yena anganeliswa okuhle, futhi angangcwatshwa, ngithi umntwana ophuphume esiswini ungcono kunaye.אִם־יוֹלִ֣יד אִ֣ישׁ מֵאָ֡ה וְשָׁנִים֩ רַבּ֨וֹת יִֽחְיֶ֜ה וְרַ֣ב׀ שֶׁיִּהְי֣וּ יְמֵֽי־שָׁנָ֗יו וְנַפְשׁוֹ֙ לֹא־תִשְׂבַּ֣ע מִן־הַטּוֹבָ֔ה וְגַם־קְבוּרָ֖ה לֹא־הָ֣יְתָה לּ֑וֹ אָמַ֕רְתִּי ט֥וֹב מִמֶּ֖נּוּ הַנָּֽפֶל׃A man may father a hundred children and live for many years; yet no matter how long he lives, if he is unsatisfied with his prosperity and does not even receive a proper burial, I say that a stillborn child is better off than he.4Ngoba ufika eyize, ahambe ebumnyameni, negama lakhe lisitshekelwe ubumnyama.כִּֽי־בַהֶ֥בֶל בָּ֖א וּבַחֹ֣שֶׁךְ יֵלֵ֑ךְ וּבַחֹ֖שֶׁךְ שְׁמ֥וֹ יְכֻסֶּֽה׃For a stillborn child enters in futility and departs in darkness, and his name is shrouded in obscurity.5Akazange alibone ilanga futhi akazange azi; ukuphumula kwalona kungaphezu kokwalowo.גַּם־שֶׁ֥מֶשׁ לֹא־רָאָ֖ה וְלֹ֣א יָדָ֑ע נַ֥חַת לָזֶ֖ה מִזֶּֽה׃The child, though neither seeing the sun nor knowing anything, has more rest than that man,6Ngisho noma ebephile iminyaka eyinkulungwane kabili kodwa engakubonanga okuhle, bonke abayi yini endaweni eyodwa?וְאִלּ֣וּ חָיָ֗ה אֶ֤לֶף שָׁנִים֙ פַּעֲמַ֔יִם וְטוֹבָ֖ה לֹ֣א רָאָ֑ה הֲלֹ֛א אֶל־מָק֥וֹם אֶחָ֖ד הַכֹּ֥ל הוֹלֵֽךְ׃even if he lives a thousand years twice over but fails to enjoy his prosperity. Do not all go to the same place?
7Konke ukukhandleka komuntu kungokomlomo wakhe, kodwa nomphefumulo awugcwali.כָּל־עֲמַ֥ל הָאָדָ֖ם לְפִ֑יהוּ וְגַם־הַנֶּ֖פֶשׁ לֹ֥א תִמָּלֵֽא׃All a man’s labor is for his mouth, yet his appetite is never satisfied.8Ngoba umuntu ohlakaniphile unanzuzoni ngaphezu kwesiwula? Umuntu ompofu owazi ukuhamba phambi kwabaphilayo unanzuzoni?כִּ֛י מַה־יּוֹתֵ֥ר לֶחָכָ֖ם מִֽן־הַכְּסִ֑יל מַה־לֶּעָנִ֣י יוֹדֵ֔עַ לַהֲלֹ֖ךְ נֶ֥גֶד הַחַיִּֽים׃What advantage, then, has the wise man over the fool? What gain comes to the poor man who knows how to conduct himself before others?9Okubonwa ngamehlo kungcono kunokuzulazula kwesifiso. Nalokhu kuyize nokujaha umoya.aNgokwezwi nezwi: ukuhamba komphefumulo.ט֛וֹב מַרְאֵ֥ה עֵינַ֖יִם מֵֽהֲלָךְ־נָ֑פֶשׁ גַּם־זֶ֥ה הֶ֖בֶל וּרְע֥וּת רֽוּחַ׃Better what the eye can see than the wandering of desire. This too is futile and a pursuit of the wind.
10Lokho osekukhona sekubizwe ngegama, futhi kuyaziwa ukuthi kungumuntu; akanakuphikisana nonamandla kunaye.מַה־שֶּֽׁהָיָ֗ה כְּבָר֙ נִקְרָ֣א שְׁמ֔וֹ וְנוֹדָ֖ע אֲשֶׁר־ה֣וּא אָדָ֑ם וְלֹא־יוּכַ֣ל לָדִ֔ין עִ֥ם מִמֶּֽנּוּ׃Whatever exists was named long ago, and it is known what man is; but he cannot contend with one stronger than he.11Ngoba kunamazwi amaningi andisa ize; umuntu unanzuzoni?כִּ֛י יֵשׁ־דְּבָרִ֥ים הַרְבֵּ֖ה מַרְבִּ֣ים הָ֑בֶל מַה־יֹּתֵ֖ר לָאָדָֽם׃For the more words, the more futility—and how does that profit anyone?12Ngoba ngubani owaziyo ukuthi yini enhle kumuntu ekuphileni, phakathi nenani lezinsuku zokuphila kwakhe okuyize, azidlulisa njengesithunzi? Ngubani ongatshela umuntu ukuthi kuyokwenzekani ngemva kwakhe ngaphansi kwelanga?aNgokwezwi nezwi: azenza njengesithunzi.כִּ֣י מִֽי־יוֹדֵעַ֩ מַה־טּ֨וֹב לָֽאָדָ֜ם בַּֽחַיִּ֗ים מִסְפַּ֛ר יְמֵי־חַיֵּ֥י הֶבְל֖וֹ וְיַעֲשֵׂ֣ם כַּצֵּ֑ל אֲשֶׁר֙ מִֽי־יַגִּ֣יד לָֽאָדָ֔ם מַה־יִּהְיֶ֥ה אַחֲרָ֖יו תַּ֥חַת הַשָּֽׁמֶשׁ׃For who knows what is good for a man during the few days in which he passes through his fleeting life like a shadow? Who can tell a man what will come after him under the sun?