isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ungayihlabeli \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho inkomo noma imvu enesici, noma enanoma yini embi, ngoba lokho kuyisinengiso ku-\nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho.לֹא־תִזְבַּח֩ לַיהוָ֨ה אֱלֹהֶ֜יךָ שׁ֣וֹר וָשֶׂ֗ה אֲשֶׁ֨ר יִהְיֶ֥ה בוֹ֙ מ֔וּם כֹּ֖ל דָּבָ֣ר רָ֑ע כִּ֧י תוֹעֲבַ֛ת יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ הֽוּא׃ סYou shall not sacrifice to the LORD your God an ox or a sheep with any defect or serious flaw, for that is detestable to the LORD your God.
2Uma phakathi kwakho, kwelinye lamasango akho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika wona, kutholakala indoda noma owesifazane owenza okubi emehlweni ka-\nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho, ephula isivumelwano Sakhe,כִּֽי־יִמָּצֵ֤א בְקִרְבְּךָ֙ בְּאַחַ֣ד שְׁעָרֶ֔יךָ אֲשֶׁר־יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ נֹתֵ֣ן לָ֑ךְ אִ֣ישׁ אוֹ־אִשָּׁ֗ה אֲשֶׁ֨ר יַעֲשֶׂ֧ה אֶת־הָרַ֛ע בְּעֵינֵ֥י יְהוָֽה־אֱלֹהֶ֖יךָ לַעֲבֹ֥ר בְּרִיתֽוֹ׃If a man or woman among you in one of the towns that the LORD your God gives you is found doing evil in the sight of the LORD your God by transgressing His covenant3wahamba wakhonza abanye onkulunkulu, wakhothama kubo, noma elangeni, enyangeni, noma kulo lonke ibutho lamazulu, engingazange ngikuyale,וַיֵּ֗לֶךְ וַֽיַּעֲבֹד֙ אֱלֹהִ֣ים אֲחֵרִ֔ים וַיִּשְׁתַּ֖חוּ לָהֶ֑ם וְלַשֶּׁ֣מֶשׁ׀ א֣וֹ לַיָּרֵ֗חַ א֛וֹ לְכָל־צְבָ֥א הַשָּׁמַ֖יִם אֲשֶׁ֥ר לֹא־צִוִּֽיתִי׃and going to worship other gods, bowing down to them or to the sun or moon or any of the host of heaven—which I have forbidden—4bese kubikwa kuwe, ukuzwe, uphenye kahle, futhi bheka, kuyiqiniso, udaba luqinisekile ukuthi lesi sinengiso senziwe kwa-Israyeli,וְהֻֽגַּד־לְךָ֖ וְשָׁמָ֑עְתָּ וְדָרַשְׁתָּ֣ הֵיטֵ֔ב וְהִנֵּ֤ה אֱמֶת֙ נָכ֣וֹן הַדָּבָ֔ר נֶעֶשְׂתָ֛ה הַתּוֹעֵבָ֥ה הַזֹּ֖את בְּיִשְׂרָאֵֽל׃and if it is reported and you hear about it, you must investigate it thoroughly. If the report is true and such an abomination has happened in Israel,5uyikhiphele emasangweni akho leyo ndoda noma lowo wesifazane owenze le nto embi, indoda noma owesifazane, umkhande ngamatshe aze afe.וְהֽוֹצֵאתָ֣ אֶת־הָאִ֣ישׁ הַה֡וּא אוֹ֩ אֶת־הָאִשָּׁ֨ה הַהִ֜וא אֲשֶׁ֣ר עָ֠שׂוּ אֶת־הַדָּבָ֨ר הָרָ֤ע הַזֶּה֙ אֶל־שְׁעָרֶ֔יךָ אֶת־הָאִ֕ישׁ א֖וֹ אֶת־הָאִשָּׁ֑ה וּסְקַלְתָּ֥ם בָּאֲבָנִ֖ים וָמֵֽתוּ׃you must bring out to your gates the man or woman who has done this evil thing, and you must stone that person to death.6Ngobufakazi bofakazi ababili noma abathathu, lowo okufanele afe makabulawe; makangabulawa ngobufakazi bukafakazi oyedwa.aNgokwezwi nezwi: Ngomlomo wofakazi ababili noma abathathu.עַל־פִּ֣י׀ שְׁנַ֣יִם עֵדִ֗ים א֛וֹ שְׁלֹשָׁ֥ה עֵדִ֖ים יוּמַ֣ת הַמֵּ֑ת לֹ֣א יוּמַ֔ת עַל־פִּ֖י עֵ֥ד אֶחָֽד׃On the testimony of two or three witnesses a man shall be put to death, but he shall not be executed on the testimony of a lone witness.7OFakazi yibo abayoqala ukumbulala, emva kwalokho kube yibo bonke abantu. Kanjalo uyosusa okubi phakathi kwakho.aNgokwezwi nezwi: Isandla sofakazi siyoba ngesokuqala phezu kwakhe ukuze bambulale, bese kuba yisandla sabo bonke abantu ekugcineni.יַ֣ד הָעֵדִ֞ים תִּֽהְיֶה־בּ֤וֹ בָרִאשֹׁנָה֙ לַהֲמִית֔וֹ וְיַ֥ד כָּל־הָעָ֖ם בָּאַחֲרֹנָ֑ה וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִקִּרְבֶּֽךָ׃ פThe hands of the witnesses shall be the first in putting him to death, and after that, the hands of all the people. So you must purge the evil from among you.
8Uma udaba lokwahlulela lunzima kakhulu kuwe, phakathi kwegazi negazi, phakathi kwesahlulelo nesahlulelo, naphakathi kwesilonda nesilonda, kuyizindaba zezingxabano emasangweni akho, uyosukuma ukhuphukele endaweni \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho eyoyikhetha.כִּ֣י יִפָּלֵא֩ מִמְּךָ֨ דָבָ֜ר לַמִּשְׁפָּ֗ט בֵּֽין־דָּ֨ם׀ לְדָ֜ם בֵּֽין־דִּ֣ין לְדִ֗ין וּבֵ֥ין נֶ֨גַע֙ לָנֶ֔גַע דִּבְרֵ֥י רִיבֹ֖ת בִּשְׁעָרֶ֑יךָ וְקַמְתָּ֣ וְעָלִ֔יתָ אֶל־הַמָּק֔וֹם אֲשֶׁ֥ר יִבְחַ֛ר יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ בּֽוֹ׃If a case is too difficult for you to judge, whether the controversy within your gates is regarding bloodshed, lawsuits, or assaults, you must go up to the place the LORD your God will choose.9Uyofika kubapristi abangamaLevi nakumahluleli oyobe ekhona ngalezo zinsuku, ubuze; bona bayokutshela izwi lesahlulelo.וּבָאתָ֗ אֶל־הַכֹּהֲנִים֙ הַלְוִיִּ֔ם וְאֶל־הַשֹּׁפֵ֔ט אֲשֶׁ֥ר יִהְיֶ֖ה בַּיָּמִ֣ים הָהֵ֑ם וְדָרַשְׁתָּ֙ וְהִגִּ֣ידוּ לְךָ֔ אֵ֖ת דְּבַ֥ר הַמִּשְׁפָּֽט׃You are to go to the Levitical priests and to the judge who presides at that time. Inquire of them, and they will give you a verdict in the case.10Wenze ngokwezwi abazokutshela lona lisuka kuleyo ndawo \nd iNKOSI\nd* eyoyikhetha, futhi uqaphele ukwenza konke abazokufundisa kona.וְעָשִׂ֗יתָ עַל־פִּ֤י הַדָּבָר֙ אֲשֶׁ֣ר יַגִּ֣ידֽוּ לְךָ֔ מִן־הַמָּק֣וֹם הַה֔וּא אֲשֶׁ֖ר יִבְחַ֣ר יְהוָ֑ה וְשָׁמַרְתָּ֣ לַעֲשׂ֔וֹת כְּכֹ֖ל אֲשֶׁ֥ר יוֹרֽוּךָ׃You must abide by the verdict they give you at the place the LORD will choose. Be careful to do everything they instruct you,11Wenze ngokomthetho abazokufundisa wona nangokwesahlulelo abazokusho kuwe. Ungaphambuki ezwini abazokutshela lona, uye kwesokudla noma kwesobunxele.עַל־פִּ֨י הַתּוֹרָ֜ה אֲשֶׁ֣ר יוֹר֗וּךָ וְעַל־הַמִּשְׁפָּ֛ט אֲשֶׁר־יֹאמְר֥וּ לְךָ֖ תַּעֲשֶׂ֑ה לֹ֣א תָס֗וּר מִן־הַדָּבָ֛ר אֲשֶׁר־יַגִּ֥ידֽוּ לְךָ֖ יָמִ֥ין וּשְׂמֹֽאל׃according to the terms of law they give and the verdict they proclaim. Do not turn aside to the right or to the left from the decision they declare to you.12Umuntu owenza ngokugabadela, angamlaleli umpristi omi lapho ukuze asebenzele \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho, noma angamlaleli umahluleli, lowo muntu uyokufa. Kanjalo uyosusa okubi kwa-Israyeli.וְהָאִ֞ישׁ אֲשֶׁר־יַעֲשֶׂ֣ה בְזָד֗וֹן לְבִלְתִּ֨י שְׁמֹ֤עַ אֶל־הַכֹּהֵן֙ הָעֹמֵ֞ד לְשָׁ֤רֶת שָׁם֙ אֶת־יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ א֖וֹ אֶל־הַשֹּׁפֵ֑ט וּמֵת֙ הָאִ֣ישׁ הַה֔וּא וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִיִּשְׂרָאֵֽל׃But the man who acts presumptuously, refusing to listen either to the priest who stands there to serve the LORD your God, or to the judge, must be put to death. You must purge the evil from Israel.13Bonke abantu bayokuzwa, besabe, futhi bangaphinde bagabadela.וְכָל־הָעָ֖ם יִשְׁמְע֣וּ וְיִרָ֑אוּ וְלֹ֥א יְזִיד֖וּן עֽוֹד׃ סThen all the people will hear and be afraid, and will no longer behave arrogantly.
14Lapho ungena ezweni \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona, ulithatha libe yifa futhi uhlala kulo, bese uthi, “Ngiyozibekela inkosi phezu kwami njengazo zonke izizwe ezingizungezile,”כִּֽי־תָבֹ֣א אֶל־הָאָ֗רֶץ אֲשֶׁ֨ר יְהוָ֤ה אֱלֹהֶ֨יךָ֙ נֹתֵ֣ן לָ֔ךְ וִֽירִשְׁתָּ֖הּ וְיָשַׁ֣בְתָּה בָּ֑הּ וְאָמַרְתָּ֗ אָשִׂ֤ימָה עָלַי֙ מֶ֔לֶךְ כְּכָל־הַגּוֹיִ֖ם אֲשֶׁ֥ר סְבִיבֹתָֽי׃When you enter the land that the LORD your God is giving you and have taken possession of it and settled in it, and you say, “Let us set a king over us like all the nations around us,”15nakanjani kufanele ubeke phezu kwakho inkosi \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho eyoyikhetha. Kufanele ubeke phezu kwakho inkosi evela phakathi kwabafowenu. Awunakubeka phezu kwakho umuntu wesinye isizwe, ongeyena umfowenu.שׂ֣וֹם תָּשִׂ֤ים עָלֶ֨יךָ֙ מֶ֔לֶךְ אֲשֶׁ֥ר יִבְחַ֛ר יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ בּ֑וֹ מִקֶּ֣רֶב אַחֶ֗יךָ תָּשִׂ֤ים עָלֶ֨יךָ֙ מֶ֔לֶךְ לֹ֣א תוּכַ֗ל לָתֵ֤ת עָלֶ֨יךָ֙ אִ֣ישׁ נָכְרִ֔י אֲשֶׁ֥ר לֹֽא־אָחִ֖יךָ הֽוּא׃you are to appoint over yourselves the king whom the LORD your God shall choose. Appoint a king from among your brothers; you are not to set over yourselves a foreigner who is not one of your brothers.16Kodwa inkosi akumelwe izandisele amahhashi, futhi akumelwe ibuyisele abantu eMitsrayimi ngenjongo yokwandisa amahhashi, ngoba \nd iNKOSI\nd* yathi kini, “Ningaphinde nibuyele ngale ndlela.”רַק֮ לֹא־יַרְבֶּה־לּ֣וֹ סוּסִים֒ וְלֹֽא־יָשִׁ֤יב אֶת־הָעָם֙ מִצְרַ֔יְמָה לְמַ֖עַן הַרְבּ֣וֹת ס֑וּס וַֽיהוָה֙ אָמַ֣ר לָכֶ֔ם לֹ֣א תֹסִפ֗וּן לָשׁ֛וּב בַּדֶּ֥רֶךְ הַזֶּ֖ה עֽוֹד׃But the king must not acquire many horses for himself or send the people back to Egypt to acquire more horses, for the LORD has said, ‘You are never to go back that way again.’17Akumelwe izandisele amakhosikazi, futhi inhliziyo yayo mayingaphambuki. Akumelwe futhi izandisele kakhulu isiliva negolide.וְלֹ֤א יַרְבֶּה־לּוֹ֙ נָשִׁ֔ים וְלֹ֥א יָס֖וּר לְבָב֑וֹ וְכֶ֣סֶף וְזָהָ֔ב לֹ֥א יַרְבֶּה־לּ֖וֹ מְאֹֽד׃He must not take many wives for himself, lest his heart go astray. He must not accumulate for himself large amounts of silver and gold.18Kuyothi lapho isihlezi esihlalweni sobukhosi sombuso wayo, izibhalele emqulwini ikhophi yalo mthetho evela phambi kwabapristi abangamaLevi.וְהָיָ֣ה כְשִׁבְתּ֔וֹ עַ֖ל כִּסֵּ֣א מַמְלַכְתּ֑וֹ וְכָ֨תַב ל֜וֹ אֶת־מִשְׁנֵ֨ה הַתּוֹרָ֤ה הַזֹּאת֙ עַל־סֵ֔פֶר מִלִּפְנֵ֥י הַכֹּהֲנִ֖ים הַלְוִיִּֽם׃When he is seated on his royal throne, he must write for himself a copy of this instruction on a scroll in the presence of the Levitical priests.19Iyoqhubeka inawo, iwufunde kuzwakale zonke izinsuku zokuphila kwayo, ukuze ifunde ukwesaba \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wayo, igcine wonke amazwi alo mthetho nalezi zimiso, izenze,וְהָיְתָ֣ה עִמּ֔וֹ וְקָ֥רָא ב֖וֹ כָּל־יְמֵ֣י חַיָּ֑יו לְמַ֣עַן יִלְמַ֗ד לְיִרְאָה֙ אֶת־יְהוָ֣ה אֱלֹהָ֔יו לִ֠שְׁמֹר אֶֽת־כָּל־דִּבְרֵ֞י הַתּוֹרָ֥ה הַזֹּ֛את וְאֶת־הַחֻקִּ֥ים הָאֵ֖לֶּה לַעֲשֹׂתָֽם׃It is to remain with him, and he is to read from it all the days of his life, so that he may learn to fear the LORD his God by carefully observing all the words of this instruction and these statutes.20ukuze inhliziyo yayo ingaziphakamisi ngaphezu kwabafowabo, futhi ingachezuki emyalweni iye kwesokudla noma kwesobunxele, ukuze yona namadodana ayo bahlale isikhathi eside embusweni wayo phakathi kuka-Israyeli.aNgokwezwi nezwi: ukuze yelule izinsuku phezu kombuso wayo, yona namadodana ayo.לְבִלְתִּ֤י רוּם־לְבָבוֹ֙ מֵֽאֶחָ֔יו וּלְבִלְתִּ֛י ס֥וּר מִן־הַמִּצְוָ֖ה יָמִ֣ין וּשְׂמֹ֑אול לְמַעַן֩ יַאֲרִ֨יךְ יָמִ֧ים עַל־מַמְלַכְתּ֛וֹ ה֥וּא וּבָנָ֖יו בְּקֶ֥רֶב יִשְׂרָאֵֽל׃ סThen his heart will not be exalted above his countrymen, and he will not turn aside from the commandment, to the right or to the left, in order that he and his sons may reign many years over his kingdom in Israel.