isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ungaboni inkabi yomfowenu noma imvu yakhe zidukile bese ungazinaki; kumelwe nakanjani uzibuyisele kumfowenu.aNgokwezwi nezwi: Ungazifihli kuzo.לֹֽא־תִרְאֶה֩ אֶת־שׁ֨וֹר אָחִ֜יךָ א֤וֹ אֶת־שֵׂיוֹ֙ נִדָּחִ֔ים וְהִתְעַלַּמְתָּ֖ מֵהֶ֑ם הָשֵׁ֥ב תְּשִׁיבֵ֖ם לְאָחִֽיךָ׃If you see your brother’s ox or sheep straying, you must not ignore it; be sure to return it to your brother.2Uma umfowenu engaseduze nawe futhi ungamazi, yingenise endlini yakho, ihlale kuwe kuze kube yilapho umfowenu eyifuna; bese uyibuyisela kuye.וְאִם־לֹ֨א קָר֥וֹב אָחִ֛יךָ אֵלֶ֖יךָ וְלֹ֣א יְדַעְתּ֑וֹ וַאֲסַפְתּוֹ֙ אֶל־תּ֣וֹךְ בֵּיתֶ֔ךָ וְהָיָ֣ה עִמְּךָ֗ עַ֣ד דְּרֹ֤שׁ אָחִ֨יךָ֙ אֹת֔וֹ וַהֲשֵׁבֹת֖וֹ לֽוֹ׃If your brother does not live near you, or if you do not know who he is, you are to take the animal home to remain with you until your brother comes seeking it; then you can return it to him.3Wenze kanjalo nangembongolo yakhe, kanjalo nangengubo yakhe, futhi wenze kanjalo nganoma yini elahlekile yomfowenu, emlahlekele wayithola. Awuvunyelwe ukuzenza ongayiboni.וְכֵ֧ן תַּעֲשֶׂ֣ה לַחֲמֹר֗וֹ וְכֵ֣ן תַּעֲשֶׂה֮ לְשִׂמְלָתוֹ֒ וְכֵ֣ן תַּעֲשֶׂ֜ה לְכָל־אֲבֵדַ֥ת אָחִ֛יךָ אֲשֶׁר־תֹּאבַ֥ד מִמֶּ֖נּוּ וּמְצָאתָ֑הּ לֹ֥א תוּכַ֖ל לְהִתְעַלֵּֽם׃ סAnd you shall do the same for his donkey, his cloak, or anything your brother has lost and you have found. You must not ignore it.
4Ungaboni imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe ziwile endleleni bese ungazinaki; kumelwe nakanjani uzisukumise kanye naye.aNgokwezwi nezwi: Ungazifihli kuzo.לֹא־תִרְאֶה֩ אֶת־חֲמ֨וֹר אָחִ֜יךָ א֤וֹ שׁוֹרוֹ֙ נֹפְלִ֣ים בַּדֶּ֔רֶךְ וְהִתְעַלַּמְתָּ֖ מֵהֶ֑ם הָקֵ֥ם תָּקִ֖ים עִמּֽוֹ׃ סIf you see your brother’s donkey or ox fallen on the road, you must not ignore it; you must help him lift it up.
5Impahla yendoda akufanele ibe kowesifazane, nendoda akufanele igqoke ingubo yowesifazane, ngoba wonke umuntu owenza lezi zinto uyisinengiso ku-\nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho.לֹא־יִהְיֶ֤ה כְלִי־גֶ֨בֶר֙ עַל־אִשָּׁ֔ה וְלֹא־יִלְבַּ֥שׁ גֶּ֖בֶר שִׂמְלַ֣ת אִשָּׁ֑ה כִּ֧י תוֹעֲבַ֛ת יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ כָּל־עֹ֥שֵׂה אֵֽלֶּה׃ פA woman must not wear men’s clothing, and a man must not wear women’s clothing, for whoever does these things is detestable to the LORD your God.
6Uma isidleke senyoni sivela phambi kwakho endleleni, kunoma yisiphi isihlahla noma emhlabathini, sinamachwane noma amaqanda, unina efukamele amachwane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namachwane.כִּ֣י יִקָּרֵ֣א קַן־צִפּ֣וֹר׀ לְפָנֶ֡יךָ בַּדֶּ֜רֶךְ בְּכָל־עֵ֣ץ׀ א֣וֹ עַל־הָאָ֗רֶץ אֶפְרֹחִים֙ א֣וֹ בֵיצִ֔ים וְהָאֵ֤ם רֹבֶ֨צֶת֙ עַל־הָֽאֶפְרֹחִ֔ים א֖וֹ עַל־הַבֵּיצִ֑ים לֹא־תִקַּ֥ח הָאֵ֖ם עַל־הַבָּנִֽים׃If you come across a bird’s nest with chicks or eggs, either in a tree or on the ground along the road, and the mother is sitting on the chicks or eggs, you must not take the mother along with the young.7Kumelwe nakanjani umkhulule unina, kodwa ungazithathela amachwane, ukuze kukuhambele kahle futhi welule izinsuku zakho.שַׁלֵּ֤חַ תְּשַׁלַּח֙ אֶת־הָאֵ֔ם וְאֶת־הַבָּנִ֖ים תִּֽקַּֽח־לָ֑ךְ לְמַ֨עַן֙ יִ֣יטַב לָ֔ךְ וְהַאֲרַכְתָּ֖ יָמִֽים׃ סYou may take the young, but be sure to let the mother go, so that it may be well with you and that you may prolong your days.
8Lapho wakha indlu entsha, yakhela uphahla lwakho uthango, ukuze ungalethele indlu yakho icala legazi uma umuntu ewa kulo.aNgokwezwi nezwi: Ungabeki amagazi endlini yakho.כִּ֤י תִבְנֶה֙ בַּ֣יִת חָדָ֔שׁ וְעָשִׂ֥יתָ מַעֲקֶ֖ה לְגַגֶּ֑ךָ וְלֹֽא־תָשִׂ֤ים דָּמִים֙ בְּבֵיתֶ֔ךָ כִּֽי־יִפֹּ֥ל הַנֹּפֵ֖ל מִמֶּֽנּוּ׃ סIf you build a new house, you are to construct a railing around your roof, so that you do not bring bloodguilt on your house if someone falls from it.
9Ungahlwanyeli esivinini sakho izinhlobo ezimbili zembewu, hleze sonke isivuno—imbewu oyihlwanyelayo kanye nesivuno sesivini—singcweliswe.לֹא־תִזְרַ֥ע כַּרְמְךָ֖ כִּלְאָ֑יִם פֶּן־תִּקְדַּ֗שׁ הַֽמְלֵאָ֤ה הַזֶּ֨רַע֙ אֲשֶׁ֣ר תִּזְרָ֔ע וּתְבוּאַ֖ת הַכָּֽרֶם׃ סDo not plant your vineyard with two types of seed; if you do, the entire harvest will be defiled —both the crop you plant and the fruit of your vineyard.
10Ungalimi ngenkabi nangembongolo kuboshelwe ndawonye.לֹֽא־תַחֲרֹ֥שׁ בְּשׁוֹר־וּבַחֲמֹ֖ר יַחְדָּֽו׃ סDo not plow with an ox and a donkey yoked together.
11Ungagqoki indwangu eyingxube yoboya nefilakisi ndawonye.לֹ֤א תִלְבַּשׁ֙ שַֽׁעַטְנֵ֔ז צֶ֥מֶר וּפִשְׁתִּ֖ים יַחְדָּֽו׃ סDo not wear clothes of wool and linen woven together.
12Uzenzele izintshakaza emagumbini amane esembatho sakho ozimboza ngaso.גְּדִלִ֖ים תַּעֲשֶׂה־לָּ֑ךְ עַל־אַרְבַּ֛ע כַּנְפ֥וֹת כְּסוּתְךָ֖ אֲשֶׁ֥ר תְּכַסֶּה־בָּֽהּ׃ סYou are to make tassels on the four corners of the cloak you wear.
13Uma indoda ithatha owesifazane, ilale naye, bese iyamzonda,aNgokwezwi nezwi: ingene kuye.כִּֽי־יִקַּ֥ח אִ֖ישׁ אִשָּׁ֑ה וּבָ֥א אֵלֶ֖יהָ וּשְׂנֵאָֽהּ׃Suppose a man marries a woman, has relations with her, and comes to hate her,14bese imqambela izinsolo, imlethele igama elibi, ithi, “Ngamthatha lo wesifazane, kodwa lapho ngisondela kuye angitholanga kuye izimpawu zobuntombi,”וְשָׂ֥ם לָהּ֙ עֲלִילֹ֣ת דְּבָרִ֔ים וְהוֹצִ֥יא עָלֶ֖יהָ שֵׁ֣ם רָ֑ע וְאָמַ֗ר אֶת־הָאִשָּׁ֤ה הַזֹּאת֙ לָקַ֔חְתִּי וָאֶקְרַ֣ב אֵלֶ֔יהָ וְלֹא־מָצָ֥אתִי לָ֖הּ בְּתוּלִֽים׃and he then accuses her of shameful conduct and gives her a bad name, saying, “I married this woman and had relations with her, but I discovered she was not a virgin.”15uyise nonina wentombi bayothatha izimpawu zobuntombi bayo, bazilethe kubadala bomuzi esangweni.וְלָקַ֛ח אֲבִ֥י וְאִמָּ֑הּ וְהוֹצִ֜יאוּ אֶת־בְּתוּלֵ֧י אֶל־זִקְנֵ֥י הָעִ֖יר הַשָּֽׁעְרָה׃Then the young woman’s father and mother shall bring the proof of her virginity to the city elders at the gate16Uyise wentombi uyothi kubadala, “Indodakazi yami ngayinika le ndoda ukuba ibe ngumkayo, kodwa yayizonda.וְאָמַ֛ר אֲבִ֥י אֶל־הַזְּקֵנִ֑ים אֶת־בִּתִּ֗י נָתַ֜תִּי לָאִ֥ישׁ הַזֶּ֛ה לְאִשָּׁ֖ה וַיִּשְׂנָאֶֽהָ׃and say to the elders, “I gave my daughter in marriage to this man, but he has come to hate her.17Bhekani, iyamqambela izinsolo, ithi, ‘Angitholanga izimpawu zobuntombi endodakazini yakho.’ Kodwa nazi izimpawu zobuntombi bendodakazi yami.” Bayokwendlala ingubo phambi kwabadala bomuzi.וְהִנֵּה־ה֡וּא שָׂם֩ עֲלִילֹ֨ת דְּבָרִ֜ים לֵאמֹ֗ר לֹֽא־מָצָ֤אתִי לְבִתְּךָ֙ בְּתוּלִ֔ים וְאֵ֖לֶּה בְּתוּלֵ֣י בִתִּ֑י וּפָֽרְשׂוּ֙ הַשִּׂמְלָ֔ה לִפְנֵ֖י זִקְנֵ֥י הָעִֽיר׃And now he has accused her of shameful conduct, saying, ‘I discovered that your daughter was not a virgin.’ But here is the proof of her virginity.” And they shall spread out the cloth before the city elders.18Abadala balowo muzi bayoyithatha indoda bayijezise.וְלָֽקְח֛וּ זִקְנֵ֥י הָֽעִיר־הַהִ֖וא אֶת־הָאִ֑ישׁ וְיִסְּר֖וּ אֹתֽוֹ׃Then the elders of that city shall take the man and punish him.19Bayihlawulise isiliva esingu-100, basinike uyise wentombi, ngoba indoda yakhele intombi yakwa-Israyeli engakaze ilale nendoda igama elibi. Intombi ibe yinkosikazi yayo; indoda ayivunyelwe ukuyixosha zonke izinsuku zayo.וְעָנְשׁ֨וּ אֹת֜וֹ מֵ֣אָה כֶ֗סֶף וְנָתְנוּ֙ לַאֲבִ֣י הַֽנַּעֲרָ֔ה כִּ֤י הוֹצִיא֙ שֵׁ֣ם רָ֔ע עַ֖ל בְּתוּלַ֣ת יִשְׂרָאֵ֑ל וְלֽוֹ־תִהְיֶ֣ה לְאִשָּׁ֔ה לֹא־יוּכַ֥ל לְשַּׁלְּחָ֖הּ כָּל־יָמָֽיו׃ סThey are also to fine him a hundred shekels of silver and give them to the young woman’s father, because this man has given a virgin of Israel a bad name. And she shall remain his wife; he must not divorce her as long as he lives.
20Kodwa uma lolu daba luyiqiniso, kungatholakalanga zimpawu zobuntombi entombini,וְאִם־אֱמֶ֣ת הָיָ֔ה הַדָּבָ֖ר הַזֶּ֑ה לֹא־נִמְצְא֥וּ בְתוּלִ֖ים׃If, however, this accusation is true, and no proof of the young woman’s virginity can be found,21bayikhiphele emnyango wendlu kayise, amadoda omuzi wakubo ayikhande ngamatshe ize ife, ngoba yenze isenzo esiyichilo kwa-Israyeli ngokufeba isendlini kayise. Kanjalo ususe okubi phakathi kwakho.וְהוֹצִ֨יאוּ אֶת־אֶל־פֶּ֣תַח בֵּית־אָבִ֗יהָ וּסְקָלוּהָ֩ אַנְשֵׁ֨י עִירָ֤הּ בָּאֲבָנִים֙ וָמֵ֔תָה כִּֽי־עָשְׂתָ֤ה נְבָלָה֙ בְּיִשְׂרָאֵ֔ל לִזְנ֖וֹת בֵּ֣ית אָבִ֑יהָ וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִקִּרְבֶּֽךָ׃ סshe shall be brought to the door of her father’s house, and there the men of her city will stone her to death. For she has committed an outrage in Israel by being promiscuous in her father’s house. So you must purge the evil from among you.
22Uma kutholakala indoda ilele nowesifazane oshadile, bobabili bayokufa, indoda elele nowesifazane kanye nowesifazane. Kanjalo uyosusa okubi kwa-Israyeli.כִּֽי־יִמָּצֵ֨א אִ֜ישׁ שֹׁכֵ֣ב׀ עִם־אִשָּׁ֣ה בְעֻֽלַת־בַּ֗עַל וּמֵ֨תוּ֙ גַּם־שְׁנֵיהֶ֔ם הָאִ֛ישׁ הַשֹּׁכֵ֥ב עִם־הָאִשָּׁ֖ה וְהָאִשָּׁ֑ה וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִיִּשְׂרָאֵֽל׃ סIf a man is found lying with another man’s wife, both the man who slept with her and the woman must die. You must purge the evil from Israel.
23Uma kukhona intombi engakaze ilale nendoda ethenjiswe indoda, bese enye indoda iyithola emzini ilale nayo,כִּ֤י יִהְיֶה֙ בְתוּלָ֔ה מְאֹרָשָׂ֖ה לְאִ֑ישׁ וּמְצָאָ֥הּ אִ֛ישׁ בָּעִ֖יר וְשָׁכַ֥ב עִמָּֽהּ׃If there is a virgin pledged in marriage to a man, and another man encounters her in the city and sleeps with her,24nibakhiphele bobabili esangweni lalowo muzi, nibakhande ngamatshe baze bafe: intombi, ngenxa yokuthi ayikhalanga emzini; nendoda, ngenxa yokuthi ihlukumeze inkosikazi kamakhelwane wayo. Kanjalo ususe okubi phakathi kwakho.וְהוֹצֵאתֶ֨ם אֶת־שְׁנֵיהֶ֜ם אֶל־שַׁ֣עַר׀ הָעִ֣יר הַהִ֗וא וּסְקַלְתֶּ֨ם אֹתָ֥ם בָּאֲבָנִים֮ וָמֵתוּ֒ אֶת־עַל־דְּבַר֙ אֲשֶׁ֣ר לֹא־צָעֲקָ֣ה בָעִ֔יר וְאֶ֨ת־הָאִ֔ישׁ עַל־דְּבַ֥ר אֲשֶׁר־עִנָּ֖ה אֶת־אֵ֣שֶׁת רֵעֵ֑הוּ וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִקִּרְבֶּֽךָ׃ סyou must take both of them out to the gate of that city and stone them to death—the young woman because she did not cry out in the city, and the man because he has violated his neighbor’s wife. So you must purge the evil from among you.
25Kodwa uma indoda ithola intombi ethenjisiwe endle, indoda iyibambe ngamandla ilale nayo, indoda elele nayo iyokufa iyodwa.וְֽאִם־בַּשָּׂדֶ֞ה יִמְצָ֣א הָאִ֗ישׁ אֶת־הַמְאֹ֣רָשָׂ֔ה וְהֶחֱזִֽיק־בָּ֥הּ הָאִ֖ישׁ וְשָׁכַ֣ב עִמָּ֑הּ וּמֵ֗ת הָאִ֛ישׁ אֲשֶׁר־שָׁכַ֥ב עִמָּ֖הּ לְבַדּֽוֹ׃But if the man encounters a betrothed woman in the open country, and he overpowers her and lies with her, only the man who has done this must die.26Ungenzi lutho entombini; ayinaso isono esiyifanele ukufa, ngoba lolu daba lufana nalapho indoda ivukela umakhelwane wayo, imbulale.לֹא־תַעֲשֶׂ֣ה דָבָ֔ר אֵ֥ין חֵ֣טְא מָ֑וֶת כִּ֡י כַּאֲשֶׁר֩ יָק֨וּם אִ֤ישׁ עַל־רֵעֵ֨הוּ֙ וּרְצָח֣וֹ נֶ֔פֶשׁ כֵּ֖ן הַדָּבָ֥ר הַזֶּֽה׃Do nothing to the young woman, because she has committed no sin worthy of death. This case is just like one in which a man attacks his neighbor and murders him.27Ngoba iyithole endle; intombi ethenjisiwe yamemeza, kodwa kwakungekho muntu wokuyisindisa.כִּ֥י בַשָּׂדֶ֖ה מְצָאָ֑הּ צָעֲקָ֗ה הַמְאֹ֣רָשָׂ֔ה וְאֵ֥ין מוֹשִׁ֖יעַ לָֽהּ׃ סWhen he found her in the field, the betrothed woman cried out, but there was no one to save her.
28Uma indoda ithola intombi engakaze ilale nendoda, engakathenjiswa, iyibambe, ilale nayo, bese betholakala,כִּֽי־יִמְצָ֣א אִ֗ישׁ בְתוּלָה֙ אֲשֶׁ֣ר לֹא־אֹרָ֔שָׂה וּתְפָשָׂ֖הּ וְשָׁכַ֣ב עִמָּ֑הּ וְנִמְצָֽאוּ׃If a man encounters a virgin who is not pledged in marriage, and he seizes her and lies with her, and they are discovered,29indoda elele nayo inike uyise wentombi isiliva esingu-50, futhi intombi ibe yinkosikazi yayo, ngenxa yokuthi iyihlukumezile. Ayivunyelwe ukuyixosha zonke izinsuku zayo.וְ֠נָתַן הָאִ֨ישׁ הַשֹּׁכֵ֥ב עִמָּ֛הּ לַאֲבִ֥י חֲמִשִּׁ֣ים כָּ֑סֶף וְלֽוֹ־תִהְיֶ֣ה לְאִשָּׁ֗ה תַּ֚חַת אֲשֶׁ֣ר עִנָּ֔הּ לֹא־יוּכַ֥ל שַׁלְּחָ֖ה כָּל־יָמָֽיו׃ סthen the man who lay with her must pay the young woman’s father fifty shekels of silver, and she must become his wife because he has violated her. He must not divorce her as long as he lives.