isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Lapho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho isinqumile izizwe ezizwe lazo \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika zona, futhi uzithathile, wahlala emizini yazo nasezindlini zazo,כִּֽי־יַכְרִ֞ית יְהוָ֤ה אֱלֹהֶ֨יךָ֙ אֶת־הַגּוֹיִ֔ם אֲשֶׁר֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ נֹתֵ֥ן לְךָ֖ אֶת־אַרְצָ֑ם וִֽירִשְׁתָּ֕ם וְיָשַׁבְתָּ֥ בְעָרֵיהֶ֖ם וּבְבָתֵּיהֶֽם׃When the LORD your God has cut off the nations whose land He is giving you, and when you have driven them out and settled in their cities and houses,2Uzihlukanisele amadolobha amathathu phakathi kwezwe lakho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona ukuba ulidle libe yifa.שָׁל֥וֹשׁ עָרִ֖ים תַּבְדִּ֣יל לָ֑ךְ בְּת֣וֹךְ אַרְצְךָ֔ אֲשֶׁר֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ נֹתֵ֥ן לְךָ֖ לְרִשְׁתָּֽהּ׃then you are to set apart for yourselves three cities within the land that the LORD your God is giving you to possess.3Zilungisele indlela, uhlukanise indawo yezwe lakho izingxenye ezintathu, izwe \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho eyokunika lona libe yifa, ukuze wonke obulele umuntu abalekele khona.תָּכִ֣ין לְךָ֮ הַדֶּרֶךְ֒ וְשִׁלַּשְׁתָּ֙ אֶת־גְּב֣וּל אַרְצְךָ֔ אֲשֶׁ֥ר יַנְחִֽילְךָ֖ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֑יךָ וְהָיָ֕ה לָנ֥וּס שָׁ֖מָּה כָּל־רֹצֵֽחַ׃You are to build roads for yourselves and divide into three regions the land that the LORD your God is giving you as an inheritance, so that any manslayer can flee to these cities.4Nalu udaba lwalowo obulele umuntu oyobalekela khona ukuze aphile: yilowo oshaye umakhelwane wakhe engazi, engazange amzonde ngaphambili.aNgokwezwi nezwi: engazange amzonde kusukela izolo nangosuku lwesithathu.וְזֶה֙ דְּבַ֣ר הָרֹצֵ֔חַ אֲשֶׁר־יָנ֥וּס שָׁ֖מָּה וָחָ֑י אֲשֶׁ֨ר יַכֶּ֤ה אֶת־רֵעֵ֨הוּ֙ בִּבְלִי־דַ֔עַת וְה֛וּא לֹא־שֹׂנֵ֥א ל֖וֹ מִתְּמֹ֥ל שִׁלְשֹֽׁם׃Now this is the situation regarding the manslayer who flees to one of these cities to save his life, having killed his neighbor accidentally, without intending to harm him:5Ngokwesibonelo, uma engena nomakhelwane wakhe ehlathini beyogawula izihlahla, bese isandla sakhe sishwibeka nembazo ukuze agawule isihlahla, insimbi iphunyuke okhunini, ishaye umakhelwane wakhe aze afe, lowo muntu uyobalekela kwelinye lala madolobha ukuze aphile.וַאֲשֶׁר֩ יָבֹ֨א אֶת־רֵעֵ֥הוּ בַיַּעַר֮ לַחְטֹ֣ב עֵצִים֒ וְנִדְּחָ֨ה יָד֤וֹ בַגַּרְזֶן֙ לִכְרֹ֣ת הָעֵ֔ץ וְנָשַׁ֤ל הַבַּרְזֶל֙ מִן־הָעֵ֔ץ וּמָצָ֥א אֶת־רֵעֵ֖הוּ וָמֵ֑ת ה֗וּא יָנ֛וּס אֶל־אַחַ֥ת הֶעָרִים־הָאֵ֖לֶּה וָחָֽי׃If he goes into the forest with his neighbor to cut timber and swings his axe to chop down a tree, but the blade flies off the handle and strikes and kills his neighbor, he may flee to one of these cities to save his life.6Uma kungenjalo, umbuyiseli wegazi angamlandela lowo obulele, ngoba inhliziyo yakhe ishisa, amfice ngenxa yobude bendlela, ambulale. Kodwa lowo muntu akafanelwe isahlulelo sokufa, ngoba ubengamzondi umakhelwane wakhe ngaphambili.aNgokwezwi nezwi: ubengamzondi kusukela izolo nangosuku lwesithathu.פֶּן־יִרְדֹּף֩ גֹּאֵ֨ל הַדָּ֜ם אַחֲרֵ֣י הָרֹצֵ֗חַ כִּי־יֵחַם֮ לְבָבוֹ֒ וְהִשִּׂיג֛וֹ כִּֽי־יִרְבֶּ֥ה הַדֶּ֖רֶךְ וְהִכָּ֣הוּ נָ֑פֶשׁ וְלוֹ֙ אֵ֣ין מִשְׁפַּט־מָ֔וֶת כִּ֠י לֹ֣א שֹׂנֵ֥א ה֛וּא ל֖וֹ מִתְּמ֥וֹל שִׁלְשֽׁוֹם׃Otherwise, the avenger of blood might pursue the manslayer in a rage, overtake him if the distance is great, and strike him dead though he did not deserve to die, since he did not intend any harm.7Ngakho mina ngiyakuyala ngithi: uzihlukanisele amadolobha amathathu.עַל־כֵּ֛ן אָנֹכִ֥י מְצַוְּךָ֖ לֵאמֹ֑ר שָׁלֹ֥שׁ עָרִ֖ים תַּבְדִּ֥יל לָֽךְ׃ סThis is why I am commanding you to set apart for yourselves three cities.
8Uma \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho inweba umkhawulo wakho njengoba yafunga kokhokho bakho, ikunike lonke izwe eyakhuluma ngokulinika okhokho bakho,וְאִם־יַרְחִ֞יב יְהוָ֤ה אֱלֹהֶ֨יךָ֙ אֶת־גְּבֻ֣לְךָ֔ כַּאֲשֶׁ֥ר נִשְׁבַּ֖ע לַאֲבֹתֶ֑יךָ וְנָ֤תַן לְךָ֙ אֶת־כָּל־הָאָ֔רֶץ אֲשֶׁ֥ר דִּבֶּ֖ר לָתֵ֥ת לַאֲבֹתֶֽיךָ׃And if the LORD your God enlarges your territory, as He swore to your fathers, and gives you all the land He promised them,9uma ugcina wonke lo myalo ukuba uwenze, engikuyala ngawo namuhla, ngokuthanda \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho nangokuhamba ezindleleni zayo zonke izinsuku, khona-ke uyokwenezela amanye amadolobha amathathu kulawa amathathu.כִּֽי־תִשְׁמֹר֩ אֶת־כָּל־הַמִּצְוָ֨ה הַזֹּ֜את לַעֲשֹׂתָ֗הּ אֲשֶׁ֨ר אָנֹכִ֣י מְצַוְּךָ֮ הַיּוֹם֒ לְאַהֲבָ֞ה אֶת־יְהוָ֧ה אֱלֹהֶ֛יךָ וְלָלֶ֥כֶת בִּדְרָכָ֖יו כָּל־הַיָּמִ֑ים וְיָסַפְתָּ֨ לְךָ֥ עוֹד֙ שָׁלֹ֣שׁ עָרִ֔ים עַ֖ל הַשָּׁלֹ֥שׁ הָאֵֽלֶּה׃and if you carefully keep all these commandments I am giving you today, loving the LORD your God and walking in His ways at all times, then you are to add three more cities to these three.10Ngakho igazi elingenacala aliyikuchitheka phakathi kwezwe lakho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona libe yifa, bese amacala egazi eba phezu kwakho.וְלֹ֤א יִשָּׁפֵךְ֙ דָּ֣ם נָקִ֔י בְּקֶ֣רֶב אַרְצְךָ֔ אֲשֶׁר֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ נֹתֵ֥ן לְךָ֖ נַחֲלָ֑ה וְהָיָ֥ה עָלֶ֖יךָ דָּמִֽים׃ סThus innocent blood will not be shed in the land that the LORD your God is giving you as an inheritance, so that you will not be guilty of bloodshed.
11Kodwa uma umuntu ezonda umakhelwane wakhe, amqamekele, amvukele, amshaye ambulale, bese ebalekela komunye wale mizi,וְכִֽי־יִהְיֶ֥ה אִישׁ֙ שֹׂנֵ֣א לְרֵעֵ֔הוּ וְאָ֤רַב לוֹ֙ וְקָ֣ם עָלָ֔יו וְהִכָּ֥הוּ נֶ֖פֶשׁ וָמֵ֑ת וְנָ֕ס אֶל־אַחַ֖ת הֶעָרִ֥ים הָאֵֽל׃If, however, a man hates his neighbor and lies in wait, attacks him and kills him, and then flees to one of these cities,12abadala bomuzi wakhe bayothumela ukuba athathwe lapho, bamnikele esandleni sombuyiseli wegazi, afe.וְשָֽׁלְחוּ֙ זִקְנֵ֣י עִיר֔וֹ וְלָקְח֥וּ אֹת֖וֹ מִשָּׁ֑ם וְנָתְנ֣וּ אֹת֗וֹ בְּיַ֛ד גֹּאֵ֥ל הַדָּ֖ם וָמֵֽת׃the elders of his city must send for him, bring him back, and hand him over to the avenger of blood to die.13Iso lakho malingamhawukeli. Kufanele ususe igazi elingenacala ku-Israyeli, khona kube kuhle kuwe.לֹא־תָח֥וֹס עֵֽינְךָ֖ עָלָ֑יו וּבִֽעַרְתָּ֧ דַֽם־הַנָּקִ֛י מִיִּשְׂרָאֵ֖ל וְט֥וֹב לָֽךְ׃ סYou must show him no pity. You are to purge from Israel the guilt of shedding innocent blood, that it may go well with you.
14Ungawuhlehlisi umngcele womakhelwane wakho owabekwa ngabokuqala esabelweni sakho oyosithola ezweni \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona ukuba ulithathe libe ngelakho.לֹ֤א תַסִּיג֙ גְּב֣וּל רֵֽעֲךָ֔ אֲשֶׁ֥ר גָּבְל֖וּ רִאשֹׁנִ֑ים בְּנַחֲלָֽתְךָ֙ אֲשֶׁ֣ר תִּנְחַ֔ל בָּאָ֕רֶץ אֲשֶׁר֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ נֹתֵ֥ן לְךָ֖ לְרִשְׁתָּֽהּ׃ סYou must not move your neighbor’s boundary marker, which was set up by your ancestors to mark the inheritance you shall receive in the land that the LORD your God is giving you to possess.
15Ufakazi oyedwa akayikumangalela umuntu nganoma yiliphi icala noma yisiphi isono, kunoma yisiphi isono asonayo. Ngomlomo wofakazi ababili noma ngomlomo wofakazi abathathu udaba luyoqinisekiswa.לֹֽא־יָקוּם֩ עֵ֨ד אֶחָ֜ד בְּאִ֗ישׁ לְכָל־עָוֺן֙ וּלְכָל־חַטָּ֔את בְּכָל־חֵ֖טְא אֲשֶׁ֣ר יֶֽחֱטָ֑א עַל־פִּ֣י׀ שְׁנֵ֣י עֵדִ֗ים א֛וֹ עַל־פִּ֥י שְׁלֹשָֽׁה־עֵדִ֖ים יָק֥וּם דָּבָֽר׃A lone witness is not sufficient to establish any wrongdoing or sin against a man, regardless of what offense he may have committed. A matter must be established by the testimony of two or three witnesses.16Uma ufakazi wobudlova esukuma amelane nomuntu ukuze afakaze ngaye ngokuphambuka,כִּֽי־יָק֥וּם עֵד־חָמָ֖ס בְּאִ֑ישׁ לַעֲנ֥וֹת בּ֖וֹ סָרָֽה׃If a false witness testifies against someone, accusing him of a crime,17lawo madoda amabili anengxabano ayokuma phambi kwe-\nd iNKOSI\nd*, phambi kwabapristi nabahluleli abayobe bekhona ngalezo zinsuku.וְעָמְד֧וּ שְׁנֵֽי־הָאֲנָשִׁ֛ים אֲשֶׁר־לָהֶ֥ם הָרִ֖יב לִפְנֵ֣י יְהוָ֑ה לִפְנֵ֤י הַכֹּֽהֲנִים֙ וְהַשֹּׁ֣פְטִ֔ים אֲשֶׁ֥ר יִהְי֖וּ בַּיָּמִ֥ים הָהֵֽם׃both parties to the dispute must stand in the presence of the LORD, before the priests and judges who are in office at that time.18Abahluleli bayophenyisisa kahle; uma lowo fakazi engufakazi wamanga, efakaze amanga ngomfowabo,וְדָרְשׁ֥וּ הַשֹּׁפְטִ֖ים הֵיטֵ֑ב וְהִנֵּ֤ה עֵֽד־שֶׁ֨קֶר֙ הָעֵ֔ד שֶׁ֖קֶר עָנָ֥ה בְאָחִֽיו׃The judges shall investigate thoroughly, and if the witness is proven to be a liar who has falsely accused his brother,19niyokwenza kuye njengoba ayehlose ukwenza kumfowabo. Kanjalo uyosusa okubi phakathi kwakho.וַעֲשִׂ֣יתֶם ל֔וֹ כַּאֲשֶׁ֥ר זָמַ֖ם לַעֲשׂ֣וֹת לְאָחִ֑יו וּבִֽעַרְתָּ֥ הָרָ֖ע מִקִּרְבֶּֽךָ׃you must do to him as he intended to do to his brother. So you must purge the evil from among you.20Abasele bayokuzwa, besabe, bangaphinde benze into embi enje phakathi kwakho.וְהַנִּשְׁאָרִ֖ים יִשְׁמְע֣וּ וְיִרָ֑אוּ וְלֹֽא־יֹסִ֨פוּ לַעֲשׂ֜וֹת ע֗וֹד כַּדָּבָ֥ר הָרָ֛ע הַזֶּ֖ה בְּקִרְבֶּֽךָ׃Then the rest of the people will hear and be afraid, and they will never again do anything so evil among you.21Iso lakho malingahawukeli: ukuphila ngokuphila, iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo.וְלֹ֥א תָח֖וֹס עֵינֶ֑ךָ נֶ֣פֶשׁ בְּנֶ֗פֶשׁ עַ֤יִן בְּעַ֨יִן֙ שֵׁ֣ן בְּשֵׁ֔ן יָ֥ד בְּיָ֖ד רֶ֥גֶל בְּרָֽגֶל׃ סYou must show no pity: life for life, eye for eye, tooth for tooth, hand for hand, and foot for foot.