isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Yehla, uhlale othulini,
ntombi engakaze ilale nendoda, ndodakazi yaseBhabhele.
Hlala phansi emhlabathini, kungekho sihlalo sobukhosi,
ndodakazi yamaKhasidi,
ngoba abasayikukubiza ngokuthi
othambile nophila ngokunethezeka.רְדִ֣י׀ וּשְׁבִ֣י עַל־עָפָ֗ר בְּתוּלַת֙ בַּת־בָּבֶ֔ל שְׁבִי־לָאָ֥רֶץ אֵין־כִּסֵּ֖א בַּת־כַּשְׂדִּ֑ים כִּ֣י לֹ֤א תוֹסִ֨יפִי֙ יִקְרְאוּ־לָ֔ךְ רַכָּ֖ה וַעֲנֻגָּֽה׃“Go down and sit in the dust, O Virgin Daughter of Babylon. Sit on the ground without a throne, O Daughter of the Chaldeans! For you will no longer be called tender or delicate.2Thatha amatshe okugaya, ugaye ufulawa.
Yembula umgubuzelo wakho,
yembula umphetho wengubo yakho,
yembula umlenze,
uwele imifula.קְחִ֥י רֵחַ֖יִם וְטַ֣חֲנִי קָ֑מַח גַּלִּ֨י צַמָּתֵ֧ךְ חֶשְׂפִּי־שֹׁ֛בֶל גַּלִּי־שׁ֖וֹק עִבְרִ֥י נְהָרֽוֹת׃Take millstones and grind flour; remove your veil; strip off your skirt, bare your thigh, and wade through the streams.3Ubunqunu bakho buyokwembulwa,
ihlazo lakho nalo libonakale.
Ngizothatha impindiselo,
futhi angiyikuhlangana nomuntu.aNoma: Angiyikuyekela muntu.תִּגָּל֙ עֶרְוָתֵ֔ךְ גַּ֥ם תֵּרָאֶ֖ה חֶרְפָּתֵ֑ךְ נָקָ֣ם אֶקָּ֔ח וְלֹ֥א אֶפְגַּ֖ע אָדָֽם׃ סYour nakedness will be uncovered and your shame will be exposed. I will take vengeance; I will spare no one.”
4UMhlengi wethu—
\nd iNKOSI\nd* yamabutho yigama lakhe,
oNgcwele ka-Israyeli.גֹּאֲלֵ֕נוּ יְהוָ֥ה צְבָא֖וֹת שְׁמ֑וֹ קְד֖וֹשׁ יִשְׂרָאֵֽל׃Our Redeemer—the LORD of Hosts is His name— is the Holy One of Israel.5Hlala uthule, ungene ebumnyameni,
ndodakazi yamaKhasidi,
ngoba abasayikukubiza ngokuthi
inkosikazi yemibuso.שְׁבִ֥י דוּמָ֛ם וּבֹ֥אִי בַחֹ֖שֶׁךְ בַּת־כַּשְׂדִּ֑ים כִּ֣י לֹ֤א תוֹסִ֨יפִי֙ יִקְרְאוּ־לָ֔ךְ גְּבֶ֖רֶת מַמְלָכֽוֹת׃“Sit in silence and go into darkness, O Daughter of the Chaldeans. For you will no longer be called the queen of kingdoms.6Ngabathukuthelela abantu bami,
ngangcolisa ifa lami,
ngabanikela esandleni sakho.
Awubabekelanga isihawu;
phezu komdala walenza ijoka lakho lasinda kakhulu.קָצַ֣פְתִּי עַל־עַמִּ֗י חִלַּ֨לְתִּי֙ נַחֲלָתִ֔י וָאֶתְּנֵ֖ם בְּיָדֵ֑ךְ לֹא־שַׂ֤מְתְּ לָהֶם֙ רַחֲמִ֔ים עַל־זָקֵ֕ן הִכְבַּ֥דְתְּ עֻלֵּ֖ךְ מְאֹֽד׃I was angry with My people; I profaned My heritage, and I placed them under your control. You showed them no mercy; even on the elderly you laid a most heavy yoke.7Wathi, “Ngiyoba yinkosikazi phakade.”
Kodwa awuzibekanga lezi zinto enhliziyweni yakho,
futhi awukhumbulanga isiphetho sazo.וַתֹּ֣אמְרִ֔י לְעוֹלָ֖ם אֶהְיֶ֣ה גְבָ֑רֶת עַ֣ד לֹא־שַׂ֥מְתְּ אֵ֨לֶּה֙ עַל־לִבֵּ֔ךְ לֹ֥א זָכַ֖רְתְּ אַחֲרִיתָֽהּ׃ סYou said, ‘I will be queen forever.’ You did not take these things to heart or consider their outcome.
8Manje yizwa lokhu, wena othanda ukunethezeka,
ohlala ngokulondeka,
othi enhliziyweni yakhe,
“Yimina, futhi akekho omunye ngaphandle kwami.
Angiyikuba umfelokazi,
futhi angiyikwazi ukufelwa yizingane.”aNgokwezwi nezwi: Angiyikuhlala ngingumfelokazi.וְעַתָּ֞ה שִׁמְעִי־זֹ֤את עֲדִינָה֙ הַיּוֹשֶׁ֣בֶת לָבֶ֔טַח הָאֹֽמְרָה֙ בִּלְבָ֔בָהּ אֲנִ֖י וְאַפְסִ֣י ע֑וֹד לֹ֤א אֵשֵׁב֙ אַלְמָנָ֔ה וְלֹ֥א אֵדַ֖ע שְׁכֽוֹל׃So now hear this, O lover of luxury who sits securely, who says to herself, ‘I am, and there is none besides me. I will never be a widow or know the loss of children.’9Kodwa lezi zinto ezimbili ziyokufikela
ngokuphazima kweso, ngosuku olulodwa:
ukufelwa yizingane nobufelokazi.
Ziyokwehlela ngokuphelele,
naphezu kobuningi bemilingo yakho
namandla amakhulu ezigqizo zakho.וְתָבֹאנָה֩ לָּ֨ךְ שְׁתֵּי־אֵ֥לֶּה רֶ֛גַע בְּי֥וֹם אֶחָ֖ד שְׁכ֣וֹל וְאַלְמֹ֑ן כְּתֻמָּם֙ בָּ֣אוּ עָלַ֔יִךְ בְּרֹ֣ב כְּשָׁפַ֔יִךְ בְּעָצְמַ֥ת חֲבָרַ֖יִךְ מְאֹֽד׃These two things will overtake you in a moment, in a single day: loss of children, and widowhood. They will come upon you in full measure, in spite of your many sorceries and the potency of your spells.10Wethemba okubi kwakho,
wathi, “Akekho ongibonayo.”
Ukuhlakanipha kwakho nolwazi lwakho—
yikho okukudukisile.
Wathi enhliziyweni yakho,
“Yimi, akakho omunye ngaphandle kwami.”וַתִּבְטְחִ֣י בְרָעָתֵ֗ךְ אָמַרְתְּ֙ אֵ֣ין רֹאָ֔נִי חָכְמָתֵ֥ךְ וְדַעְתֵּ֖ךְ הִ֣יא שׁוֹבְבָ֑תֶךְ וַתֹּאמְרִ֣י בְלִבֵּ֔ךְ אֲנִ֖י וְאַפְסִ֥י עֽוֹד׃You were secure in your wickedness; you said, ‘No one sees me.’ Your wisdom and knowledge led you astray; you told yourself, ‘I am, and there is none besides me.’11Inhlekelele iyokwehlela,
futhi ngeke wazi ukuthi ungayinqanda kanjani.
Incithakalo iyokwehlela,
futhi ngeke ukwazi ukuyisusa.
Ukubhujiswa ongakwazi kuyokufikela ngokuzumayo.aNoma: Inhlekelele iyokwehlela, futhi ngeke wazi ukuthi iqala nini.bNgokwezwi nezwi: Ngeke ukwazi ukuyimboza.וּבָ֧א עָלַ֣יִךְ רָעָ֗ה לֹ֤א תֵדְעִי֙ שַׁחְרָ֔הּ וְתִפֹּ֤ל עָלַ֨יִךְ֙ הֹוָ֔ה לֹ֥א תוּכְלִ֖י כַּפְּרָ֑הּ וְתָבֹ֨א עָלַ֧יִךְ פִּתְאֹ֛ם שׁוֹאָ֖ה לֹ֥א תֵדָֽעִי׃But disaster will come upon you; you will not know how to charm it away. A calamity will befall you that you will be unable to ward off. Devastation will happen to you suddenly and unexpectedly.12Yima-ke emazwini akho okulumba
nasebunengini bemilingo yakho,
owazikhandla kukho kusukela ebusheni bakho.
Mhlawumbe ungazuza,
mhlawumbe ungasabisa.עִמְדִי־נָ֤א בַחֲבָרַ֨יִךְ֙ וּבְרֹ֣ב כְּשָׁפַ֔יִךְ בַּאֲשֶׁ֥ר יָגַ֖עַתְּ מִנְּעוּרָ֑יִךְ אוּלַ֛י תּוּכְלִ֥י הוֹעִ֖יל אוּלַ֥י תַּעֲרֽוֹצִי׃So take your stand with your spells and with your many sorceries, with which you have wearied yourself from your youth. Perhaps you will succeed; perhaps you will inspire terror!13Ukhathele ngenxa yobuningi bezeluleko zakho.
Mawasukume-ke akusindise amazulu,
ababheka ezinkanyezini,
abazisa inyanga nenyanga
ngezinto ezizokwehlela.נִלְאֵ֖ית בְּרֹ֣ב עֲצָתָ֑יִךְ יַעַמְדוּ־נָ֨א וְיוֹשִׁיעֻ֜ךְ שָׁמַ֗יִם הַֽחֹזִים֙ בַּכּ֣וֹכָבִ֔ים מֽוֹדִיעִם֙ לֶחֳדָשִׁ֔ים מֵאֲשֶׁ֥ר יָבֹ֖אוּ עָלָֽיִךְ׃You are wearied by your many counselors; let them come forward now and save you— your astrologers who observe the stars, who monthly predict your fate.14Bheka, sebenjengotshani;
umlilo ubashisile.
Abakwazi ukusindisa ukuphila kwabo
esandleni selangabi.
Akulona ilahle lokuzifudumeza,
noma umlilo wokuhlala phambi kwawo.הִנֵּ֨ה הָי֤וּ כְקַשׁ֙ אֵ֣שׁ שְׂרָפָ֔תַם לֹֽא־יַצִּ֥ילוּ אֶת־נַפְשָׁ֖ם מִיַּ֣ד לֶֽהָבָ֑ה אֵין־גַּחֶ֣לֶת לַחְמָ֔ם א֖וּר לָשֶׁ֥בֶת נֶגְדּֽוֹ׃Surely they are like stubble; the fire will burn them up. They cannot deliver themselves from the power of the flame. There will be no coals to warm them or fire to sit beside.15Banjalo-ke kuwe labo owazikhandla ngenxa yabo,
abathengiselani nawe kusukela ebusheni bakho.
Yilowo nalowo udukele ohlangothini lwakhe;
akekho okusindisayo.כֵּ֥ן הָיוּ־לָ֖ךְ אֲשֶׁ֣ר יָגָ֑עַתְּ סֹחֲרַ֣יִךְ מִנְּעוּרַ֗יִךְ אִ֤ישׁ לְעֶבְרוֹ֙ תָּע֔וּ אֵ֖ין מוֹשִׁיעֵֽךְ׃ סThis is what they are to you— those with whom you have labored and traded from youth— each one strays in his own direction; not one of them can save you.