isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Hlabelela ngenjabulo, wena oyinyumba ongazalanga; qhuma ngokuhlabelela, umemeze kakhulu, wena ongazange ube nemihelo, ngoba amadodana owesifazane oshiyiwe maningi kunamadodana owesifazane oshadile, kusho \nd iNKOSI\nd*.רָנִּ֥י עֲקָרָ֖ה לֹ֣א יָלָ֑דָה פִּצְחִ֨י רִנָּ֤ה וְצַהֲלִי֙ לֹא־חָ֔לָה כִּֽי־רַבִּ֧ים בְּֽנֵי־שׁוֹמֵמָ֛ה מִבְּנֵ֥י בְעוּלָ֖ה אָמַ֥ר יְהוָֽה׃“Shout for joy, O barren woman, who bears no children; break forth in song and cry aloud, you who have never travailed; because more are the children of the desolate woman than of her who has a husband,” says the LORD.2Yandisa indawo yetende lakho,
mabawelule amakhethini ezindawo zakho zokuhlala;
ungagodli.
Yelula izintambo zakho,
uqinise izikhonkwane zakho.הַרְחִ֣יבִי׀ מְק֣וֹם אָהֳלֵ֗ךְ וִירִיע֧וֹת מִשְׁכְּנוֹתַ֛יִךְ יַטּ֖וּ אַל־תַּחְשֹׂ֑כִי הַאֲרִ֨יכִי֙ מֵֽיתָרַ֔יִךְ וִיתֵדֹתַ֖יִךְ חַזֵּֽקִי׃“Enlarge the site of your tent, stretch out the curtains of your dwellings, do not hold back. Lengthen your ropes and drive your stakes in deep.3Ngoba uyosabalala ngakwesokudla nangakwesobunxele;
inzalo yakho iyodla izizwe njengefa,
ihlalise imizi eshiyiwe.כִּי־יָמִ֥ין וּשְׂמֹ֖אול תִּפְרֹ֑צִי וְזַרְעֵךְ֙ גּוֹיִ֣ם יִירָ֔שׁ וְעָרִ֥ים נְשַׁמּ֖וֹת יוֹשִֽׁיבוּ׃For you will spread out to the right and left; your descendants will dispossess the nations and inhabit the desolate cities.4Ungesabi, ngoba ngeke ube namahloni;
ungazizwa uhlazekile, ngoba ngeke uphoxeke.
Ngoba uyolikhohlwa ihlazo lobusha bakho,
ungabe usalikhumbula ihlazo lobufelokazi bakho.אַל־תִּֽירְאִי֙ כִּי־לֹ֣א תֵב֔וֹשִׁי וְאַל־תִּכָּלְמִ֖י כִּ֣י לֹ֣א תַחְפִּ֑ירִי כִּ֣י בֹ֤שֶׁת עֲלוּמַ֨יִךְ֙ תִּשְׁכָּ֔חִי וְחֶרְפַּ֥ת אַלְמְנוּתַ֖יִךְ לֹ֥א תִזְכְּרִי־עֽוֹד׃Do not be afraid, for you will not be put to shame; do not be intimidated, for you will not be humiliated. For you will forget the shame of your youth and will remember no more the reproach of your widowhood.5Ngoba uMyeni wakho unguMenzi wakho;
\nd iNKOSI\nd* yamabutho yigama layo.
UMhlengi wakho ungoNgcwele ka-Israyeli;
uyobizwa ngokuthi unguNkulunkulu womhlaba wonke.כִּ֤י בֹעֲלַ֨יִךְ֙ עֹשַׂ֔יִךְ יְהוָ֥ה צְבָא֖וֹת שְׁמ֑וֹ וְגֹֽאֲלֵךְ֙ קְד֣וֹשׁ יִשְׂרָאֵ֔ל אֱלֹהֵ֥י כָל־הָאָ֖רֶץ יִקָּרֵֽא׃For your husband is your Maker— the LORD of Hosts is His name— the Holy One of Israel is your Redeemer; He is called the God of all the earth.6Ngoba \nd iNKOSI\nd* ikubizile
njengowesifazane oshiyiwe nodabukile emoyeni.
Ingabe umfazi wobusha angaliwa na?
kusho uNkulunkulu wakho.כִּֽי־כְאִשָּׁ֧ה עֲזוּבָ֛ה וַעֲצ֥וּבַת ר֖וּחַ קְרָאָ֣ךְ יְהוָ֑ה וְאֵ֧שֶׁת נְעוּרִ֛ים כִּ֥י תִמָּאֵ֖ס אָמַ֥ר אֱלֹהָֽיִךְ׃For the LORD has called you back, like a wife deserted and wounded in spirit, like the rejected wife of one’s youth,” says your God.7“Ngakushiya isikhashana esincane, kodwa ngesihawu esikhulu ngizokuqoqela ndawonye.בְּרֶ֥גַע קָטֹ֖ן עֲזַבְתִּ֑יךְ וּבְרַחֲמִ֥ים גְּדֹלִ֖ים אֲקַבְּצֵֽךְ׃“For a brief moment I forsook you, but with great compassion I will bring you back.8Ngokuchichima kolaka ngafihla ubuso bami kuwe umzuzwana,
kodwa ngothando oluthembekile lwaphakade ngakuhawukela,
kusho uMhlengi wakho, \nd iNKOSI\nd*.בְּשֶׁ֣צֶף קֶ֗צֶף הִסְתַּ֨רְתִּי פָנַ֥י רֶ֨גַע֙ מִמֵּ֔ךְ וּבְחֶ֥סֶד עוֹלָ֖ם רִֽחַמְתִּ֑יךְ אָמַ֥ר גֹּאֲלֵ֖ךְ יְהוָֽה׃ סIn a surge of anger I hid My face from you for a moment, but with everlasting kindness I will have compassion on you,” says the LORD your Redeemer.
9“Ngoba lokhu kimi kunjengamanzi kaNowa: njengoba ngafunga ukuthi amanzi kaNowa ngeke aphinde adlule phezu komhlaba, kanjalo ngifungile ukuthi angiyikukuthukuthelela noma ngikukhuze.כִּי־מֵ֥י נֹ֨חַ֙ זֹ֣את לִ֔י אֲשֶׁ֣ר נִשְׁבַּ֗עְתִּי מֵעֲבֹ֥ר מֵי־נֹ֛חַ ע֖וֹד עַל־הָאָ֑רֶץ כֵּ֥ן נִשְׁבַּ֛עְתִּי מִקְּצֹ֥ף עָלַ֖יִךְ וּמִגְּעָר־בָּֽךְ׃“For to Me this is like the days of Noah, when I swore that the waters of Noah would never again cover the earth. So I have sworn that I will not be angry with you or rebuke you.10Ngoba izintaba zingasuka,
namagquma angazamazama,
kodwa uthando lwami oluthembekile ngeke lusuke kuwe,
nesivumelwano sokuthula kwami ngeke sizamazame,
kusho \nd iNKOSI\nd*, ekuhawukelayo.כִּ֤י הֶֽהָרִים֙ יָמ֔וּשׁוּ וְהַגְּבָע֖וֹת תְּמוּטֶ֑נָה וְחַסְדִּ֞י מֵאִתֵּ֣ךְ לֹֽא־יָמ֗וּשׁ וּבְרִ֤ית שְׁלוֹמִי֙ לֹ֣א תָמ֔וּט אָמַ֥ר מְרַחֲמֵ֖ךְ יְהוָֽה׃ סThough the mountains may be removed and the hills may be shaken, My loving devotion will not depart from you, and My covenant of peace will not be broken,” says the LORD, who has compassion on you.
11“Wena ocindezelweyo, opheshulwa yisiphepho, ongaduduzwanga, bheka, ngibeka amatshe akho ku-antimoni, ngikusekele ngamasafire.עֲנִיָּ֥ה סֹעֲרָ֖ה לֹ֣א נֻחָ֑מָה הִנֵּ֨ה אָנֹכִ֜י מַרְבִּ֤יץ בַּפּוּךְ֙ אֲבָנַ֔יִךְ וִיסַדְתִּ֖יךְ בַּסַּפִּירִֽים׃“O afflicted city, lashed by storms, without solace, surely I will set your stones in antimony and lay your foundations with sapphires.12Ngiyokwenza imibhoshongo yakho ngekhadikhodi,
amasango akho ngamatshe acwebezelayo,
nomngcele wakho wonke ngamatshe ayigugu.aIsiHebheru asicacile.וְשַׂמְתִּ֤י כַּֽדְכֹד֙ שִׁמְשֹׁתַ֔יִךְ וּשְׁעָרַ֖יִךְ לְאַבְנֵ֣י אֶקְדָּ֑ח וְכָל־גְּבוּלֵ֖ךְ לְאַבְנֵי־חֵֽפֶץ׃I will make your pinnacles of rubies, your gates of sparkling jewels, and all your walls of precious stones.13Wonke amadodana akho ayoba ngabafundiswa be\nd iNKOSI\nd*, futhi ukuthula kwamadodana akho kuyoba kukhulu.וְכָל־בָּנַ֖יִךְ לִמּוּדֵ֣י יְהוָ֑ה וְרַ֖ב שְׁל֥וֹם בָּנָֽיִךְ׃Then all your sons will be taught by the LORD, and great will be their prosperity.14Uyomiswa ngobulungisa.
Hlala kude nengcindezelo, ngoba ngeke wesabe,
nakwesabisayo, ngoba ngeke kusondele kuwe.בִּצְדָקָ֖ה תִּכּוֹנָ֑נִי רַחֲקִ֤י מֵעֹ֨שֶׁק֙ כִּֽי־לֹ֣א תִירָ֔אִי וּמִ֨מְּחִתָּ֔ה כִּ֥י לֹֽא־תִקְרַ֖ב אֵלָֽיִךְ׃In righteousness you will be established, far from oppression, for you will have no fear. Terror will be far removed, for it will not come near you.15Bheka, uma umuntu ebuthana ngokumelene nawe, lokho akuveli kimi; noma ubani obuthana ngokumelene nawe uyokuwa ngenxa yakho.הֵ֣ן גּ֥וֹר יָג֛וּר אֶ֖פֶס מֵֽאוֹתִ֑י מִי־גָ֥ר אִתָּ֖ךְ עָלַ֥יִךְ יִפּֽוֹל׃If anyone attacks you, it is not from Me; whoever assails you will fall before you.16Bheka, Mina ngidale umkhandi
ophephetha umlilo wamalahle,
akhiphe ithuluzi lomsebenzi wakhe;
futhi Mina ngidale umbhubhisi ukuba achithe.אָֽנֹכִי֙ בָּרָ֣אתִי חָרָ֔שׁ נֹפֵ֨חַ֙ בְּאֵ֣שׁ פֶּחָ֔ם וּמוֹצִ֥יא כְלִ֖י לְמַעֲשֵׂ֑הוּ וְאָנֹכִ֛י בָּרָ֥אתִי מַשְׁחִ֖ית לְחַבֵּֽל׃Behold, I have created the craftsman who fans the coals into flame and forges a weapon fit for its task; and I have created the destroyer to wreak havoc.17Asikho isikhali esibunjwe ngokumelene nawe esiyophumelela, nalo lonke ulimi olukuphikisayo esahlulelweni uyolugweba njengolunecala. Leli yifa lezinceku ze\nd iNKOSI\nd*, nobulungisa bazo buvela kimi,” isimemezelo se\nd iNKOSI\nd*.כָּל־כְּלִ֞י יוּצַ֤ר עָלַ֨יִךְ֙ לֹ֣א יִצְלָ֔ח וְכָל־לָשׁ֛וֹן תָּֽקוּם־אִתָּ֥ךְ לַמִּשְׁפָּ֖ט תַּרְשִׁ֑יעִי זֹ֡את נַחֲלַת֩ עַבְדֵ֨י יְהוָ֧ה וְצִדְקָתָ֛ם מֵאִתִּ֖י נְאֻם־יְהוָֽה׃ סNo weapon formed against you shall prosper, and you will refute every tongue that accuses you. This is the heritage of the servants of the LORD, and their vindication is from Me,” declares the LORD.