isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1\q1 Biza ngomphimbo, ungagodli;
\q2 phakamisa izwi lakho njengecilongo.
\q1 Tshela abantu bami ngokuhlubuka kwabo,
\q2 nendlu kaJakobe ngezono zabo.קְרָ֤א בְגָרוֹן֙ אַל־תַּחְשֹׂ֔ךְ כַּשּׁוֹפָ֖ר הָרֵ֣ם קוֹלֶ֑ךָ וְהַגֵּ֤ד לְעַמִּי֙ פִּשְׁעָ֔ם וּלְבֵ֥ית יַעֲקֹ֖ב חַטֹּאתָֽם׃“Cry aloud, do not hold back! Raise your voice like a ram’s horn. Declare to My people their transgression and to the house of Jacob their sins.2\q1 Nokho usuku nosuku bafuna Mina,
\q2 bafisa ulwazi lwezindlela zami,
\q1 njengesizwe esenza ubulungisa
\q2 futhi esingasilahlanga isahlulelo sikaNkulunkulu waso.
\q1 Bacela Kimi izahlulelo zobulungisa;
\q2 bafisa ukusondela kuNkulunkulu.וְאוֹתִ֗י י֥וֹם יוֹם֙ יִדְרֹשׁ֔וּן וְדַ֥עַת דְּרָכַ֖י יֶחְפָּצ֑וּן כְּג֞וֹי אֲשֶׁר־צְדָקָ֣ה עָשָׂ֗ה וּמִשְׁפַּ֤ט אֱלֹהָיו֙ לֹ֣א עָזָ֔ב יִשְׁאָל֨וּנִי֙ מִשְׁפְּטֵי־צֶ֔דֶק קִרְבַ֥ת אֱלֹהִ֖ים יֶחְפָּצֽוּן׃For day after day they seek Me and delight to know My ways, like a nation that does what is right and does not forsake the justice of their God. They ask Me for righteous judgments; they delight in the nearness of God.”
3\q1 “Kungani sizile ukudla kodwa awubonanga?
\q2 Sizithobile kodwa awuqaphelanga?”
\q1 Bhekani, ngosuku lokuzila kwenu nifuna okufisayo,
\q2 futhi nicindezela bonke abasebenzi benu.לָ֤מָּה צַּ֨מְנוּ֙ וְלֹ֣א רָאִ֔יתָ עִנִּ֥ינוּ נַפְשֵׁ֖נוּ וְלֹ֣א תֵדָ֑ע הֵ֣ן בְּי֤וֹם צֹֽמְכֶם֙ תִּמְצְאוּ־חֵ֔פֶץ וְכָל־עַצְּבֵיכֶ֖ם תִּנְגֹּֽשׂוּ׃“Why have we fasted, and You have not seen? Why have we humbled ourselves, and You have not noticed?” “Behold, on the day of your fast, you do as you please, and you oppress all your workers.4Bhekani, nizilela ingxabano nokuxabana,
nishaye ngesibhakela sobubi.
Anizili namuhla ngendlela
eyokwenza izwi lenu lizwakale phezulu.הֵ֣ן לְרִ֤יב וּמַצָּה֙ תָּצ֔וּמוּ וּלְהַכּ֖וֹת בְּאֶגְרֹ֣ף רֶ֑שַׁע לֹא־תָצ֣וּמוּ כַיּ֔וֹם לְהַשְׁמִ֥יעַ בַּמָּר֖וֹם קוֹלְכֶֽם׃You fast with contention and strife to strike viciously with your fist. You cannot fast as you do today and have your voice be heard on high.5Ingabe kunje yini ukuzila engikukhethayo,
usuku lokuba umuntu ahluphe ukuphila kwakhe?
Ingabe kungokugobisa ikhanda lakhe njengomhlanga,
endlale indwangu yesaka nomlotha ngaphansi kwakhe?
Ingabe lokhu ukubiza ngokuzila
nangosuku lokwamukelwa kahle yi-\nd iNKOSI\nd*?הֲכָזֶ֗ה יִֽהְיֶה֙ צ֣וֹם אֶבְחָרֵ֔הוּ י֛וֹם עַנּ֥וֹת אָדָ֖ם נַפְשׁ֑וֹ הֲלָכֹ֨ף כְּאַגְמֹ֜ן רֹאשׁ֗וֹ וְשַׂ֤ק וָאֵ֨פֶר֙ יַצִּ֔יעַ הֲלָזֶה֙ תִּקְרָא־צ֔וֹם וְי֥וֹם רָצ֖וֹן לַיהוָֽה׃Is this the fast I have chosen: a day for a man to deny himself, to bow his head like a reed, and to spread out sackcloth and ashes? Will you call this a fast and a day acceptable to the LORD?
6\q1 Akukhona yini lokhu ukuzila engikukhethayo:
\q2 ukukhulula izibopho zobubi,
\q1 ukuqaqa amafindo ejoka,
\q2 nokudedela abacindezelweyo bakhululeke,
\q1 nokuba nidabule wonke amajoka?הֲל֣וֹא זֶה֮ צ֣וֹם אֶבְחָרֵהוּ֒ פַּתֵּ֨חַ֙ חַרְצֻבּ֣וֹת רֶ֔שַׁע הַתֵּ֖ר אֲגֻדּ֣וֹת מוֹטָ֑ה וְשַׁלַּ֤ח רְצוּצִים֙ חָפְשִׁ֔ים וְכָל־מוֹטָ֖ה תְּנַתֵּֽקוּ׃Isn’t this the fast that I have chosen: to break the chains of wickedness, to untie the cords of the yoke, to set the oppressed free and tear off every yoke?7\q1 Akukhona yini ukuhlephulela olambile isinkwa sakho,
\q2 nokungenisa endlini abampofu abazulazulayo?
\q1 Lapho ubona ohamba-ze, umembese,
\q2 futhi ungazifihli ezihlotsheni zakho.aNgokwezwi nezwi: ungazifihli enyameni yakho.הֲל֨וֹא פָרֹ֤ס לָֽרָעֵב֙ לַחְמֶ֔ךָ וַעֲנִיִּ֥ים מְרוּדִ֖ים תָּ֣בִיא בָ֑יִת כִּֽי־תִרְאֶ֤ה עָרֹם֙ וְכִסִּית֔וֹ וּמִבְּשָׂרְךָ֖ לֹ֥א תִתְעַלָּֽם׃Isn’t it to share your bread with the hungry, to bring the poor and homeless into your home, to clothe the naked when you see him, and not to turn away from your own flesh and blood?8Khona ukukhanya kwakho kuyokuqhamuka njengokusa,
ukuphola kwakho kuhlume ngokushesha.
Ukulunga kwakho kuyohamba phambi kwakho,
inkazimulo ye-\nd iNKOSI\nd* ikuvikele ngemuva.aNgokwezwi nezwi: inkazimulo ye-\nd iNKOSI\nd* iyokubutha.אָ֣ז יִבָּקַ֤ע כַּשַּׁ֨חַר֙ אוֹרֶ֔ךָ וַאֲרֻכָתְךָ֖ מְהֵרָ֣ה תִצְמָ֑ח וְהָלַ֤ךְ לְפָנֶ֨יךָ֙ צִדְקֶ֔ךָ כְּב֥וֹד יְהוָ֖ה יַאַסְפֶֽךָ׃Then your light will break forth like the dawn, and your healing will come quickly. Your righteousness will go before you, and the glory of the LORD will be your rear guard.9\q1 Khona uyobiza, i\nd iNKOSI\nd* iphendule;
\q2 uyokhalela usizo, Yona ithi, “Ngilapha.”
\q1 Uma ususa phakathi kwakho ijoka,
\q2 ukukhomba ngomunwe nokukhuluma ububi,אָ֤ז תִּקְרָא֙ וַיהוָ֣ה יַעֲנֶ֔ה תְּשַׁוַּ֖ע וְיֹאמַ֣ר הִנֵּ֑נִי אִם־תָּסִ֤יר מִתּֽוֹכְךָ֙ מוֹטָ֔ה שְׁלַ֥ח אֶצְבַּ֖ע וְדַבֶּר־אָֽוֶן׃Then you will call, and the LORD will answer; you will cry out, and He will say, ‘Here I am.’ If you remove the yoke from your midst, the pointing of the finger and malicious talk,10uma uzinikela kolambile,
wanelise umuntu ohluphekile,
khona ukukhanya kwakho kuyophuma ebumnyameni,
nesigayegaye sakho sibe njengemini enkulu.aNgokwezwi nezwi: uma ukhiphela olambile ukuphila kwakho, wanelise ukuphila okuhluphekile.וְתָפֵ֤ק לָֽרָעֵב֙ נַפְשֶׁ֔ךָ וְנֶ֥פֶשׁ נַעֲנָ֖ה תַּשְׂבִּ֑יעַ וְזָרַ֤ח בַּחֹ֨שֶׁךְ֙ אוֹרֶ֔ךָ וַאֲפֵלָתְךָ֖ כַּֽצָּהֳרָֽיִם׃and if you give yourself to the hungry and satisfy the afflicted soul, then your light will go forth in the darkness, and your night will be like noonday.11\q1 I\nd iNKOSI\nd* iyokuhola njalo,
\q2 ikwanelise ezindaweni ezomile,
\q1 iqinise amathambo akho.
\q2 Uyoba njengensimu eniselwa kahle,
\q1 nanjengomthombo wamanzi
\q2 omanzi awo angapheli.וְנָחֲךָ֣ יְהוָה֮ תָּמִיד֒ וְהִשְׂבִּ֤יעַ בְּצַחְצָחוֹת֙ נַפְשֶׁ֔ךָ וְעַצְמֹתֶ֖יךָ יַחֲלִ֑יץ וְהָיִ֨יתָ֙ כְּגַ֣ן רָוֶ֔ה וּכְמוֹצָ֣א מַ֔יִם אֲשֶׁ֥ר לֹא־יְכַזְּב֖וּ מֵימָֽיו׃The LORD will always guide you; He will satisfy you in a sun-scorched land and strengthen your frame. You will be like a well-watered garden, like a spring whose waters never fail.
12\q1 Abavela kuwe bayokwakha amanxiwa akudala;
\q2 wena uyovusa izisekelo zezizukulwane ngezizukulwane.
\q1 Uyobizwa ngokuthi uMvalisikhala,
\q2 noBuyiselazindlela ukuze kuhlalwe khona.וּבָנ֤וּ מִמְּךָ֙ חָרְב֣וֹת עוֹלָ֔ם מוֹסְדֵ֥י דוֹר־וָד֖וֹר תְּקוֹמֵ֑ם וְקֹרָ֤א לְךָ֙ גֹּדֵ֣ר פֶּ֔רֶץ מְשֹׁבֵ֥ב נְתִיב֖וֹת לָשָֽׁבֶת׃Your people will rebuild the ancient ruins; you will restore the age-old foundations; you will be called Repairer of the Breach, Restorer of the Streets of Dwelling.
13\q1 Uma ulubuyisa unyawo lwakho osukwini lokuphumula,
\q2 ungakwenzi okufisayo ngosuku lwami olungcwele;
\q1 uma ubiza usuku lokuphumula ngokuthi intokozo,
\q2 nolungcwele lwe\nd iNKOSI\nd* ngokuthi oluhloniphekile;
\q1 uma uluhlonipha ngokungalandeli izindlela zakho,
\q2 ngokungafuni okufisayo nangokungakhulumi izwi,אִם־תָּשִׁ֤יב מִשַּׁבָּת֙ רַגְלֶ֔ךָ עֲשׂ֥וֹת חֲפָצֶ֖יךָ בְּי֣וֹם קָדְשִׁ֑י וְקָרָ֨אתָ לַשַּׁבָּ֜ת עֹ֗נֶג לִקְד֤וֹשׁ יְהוָה֙ מְכֻבָּ֔ד וְכִבַּדְתּוֹ֙ מֵעֲשׂ֣וֹת דְּרָכֶ֔יךָ מִמְּצ֥וֹא חֶפְצְךָ֖ וְדַבֵּ֥ר דָּבָֽר׃If you turn your foot from breaking the Sabbath, from doing as you please on My holy day, if you call the Sabbath a delight, and the LORD’s holy day honorable, if you honor it by not going your own way or seeking your own pleasure or speaking idle words,14\q1 khona uyozijabulisa nge\nd iNKOSI\nd*,
\q2 Mina ngikwenze ugibele ezindaweni eziphakeme zezwe,
\q1 ngikunike ukuba udle ifa likaJakobe ukhokho wakho,
\q2 ngoba umlomo we\nd iNKOSI\nd* ukhulumile.אָ֗ז תִּתְעַנַּג֙ עַל־יְהוָ֔ה וְהִרְכַּבְתִּ֖יךָ עַל־בָּ֣מֳותֵי אָ֑רֶץ וְהַאֲכַלְתִּ֗יךָ נַחֲלַת֙ יַעֲקֹ֣ב אָבִ֔יךָ כִּ֛י פִּ֥י יְהוָ֖ה דִּבֵּֽר׃ סthen you will delight yourself in the LORD, and I will make you ride on the heights of the land and feed you with the heritage of your father Jacob.” For the mouth of the LORD has spoken.